Тёмный

UKUHLOLA NGEFONI NESBUKO 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 98 тыс.
Просмотров 66 тыс.
50% 1

Ukuhlola ngefoni nesbuko kuyinto ekhona futhi esebenzayo

Опубликовано:

 

8 июл 2021

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 129   
@alexvincentgondwe1343
@alexvincentgondwe1343 2 года назад
Siyabonga Mpunga , kuyimalini ukuhlolwa ngeFoun
@misoteddy
@misoteddy Год назад
Amen mkhulu Mlaba siyabonga ngokusisiza ey sithwele singabantwan sashiwa abazal nezinking
@thulibaby1627
@thulibaby1627 3 года назад
Siyabonga Mpunga yesintu ngokusilethela umuntu osasebenza ngokweqiniso, ngivuleke amehlo namhlanje, uNkulunkulu akugcine, ume njalo... Bab'Mlaba 🙏🏾🙏🏾
@siphumelelebanzana1201
@siphumelelebanzana1201 2 года назад
The best traditional healer/man of god🙏
@christinamahlangu8418
@christinamahlangu8418 11 месяцев назад
Mkhulu ngiyanzwa nmkhulu Mazibuko anitholakali efoninini ngiyabawa
@sizwemthembu9071
@sizwemthembu9071 3 года назад
Siyabonga Mpunga ngokusilethela indoda eneqiniso
@sobujahammed32
@sobujahammed32 3 года назад
Siyabonga mkhulu we mpunga uyichaza kahle mkhulu mlaba ngoba thina esinganakekile abantu ma ubaxwayisa abasinaki bafuna lezindawo ezidumile makwande mpuuungaaa
@zinhleyofiyah404
@zinhleyofiyah404 5 месяцев назад
Amen 😊
@sbonelomkhize8672
@sbonelomkhize8672 3 года назад
IMpungaaaah 🙌🏽 Isandla sedlula ikhanda baba. Ay uMkhulu Mlaba uthinta izinto eziwumgogodla kuthina bantu abamnyama ngenxa yokuntula kolwazi
@doubleBha66_xaba71
@doubleBha66_xaba71 3 года назад
Ew eyesintu lempunga esayilethelwa amazulu🌊🔥☔ s'bonge naku Mkhulu uMlaba ngeqiniso🙏🏿
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 3 года назад
Kube malini ukuhlola efonini futh ifakwa kanjani
@immanuelban1687
@immanuelban1687 2 года назад
Siyabonga mkhulu Mlaba,yimalini ukuhlola ngocingo🙏🏽
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 3 года назад
Hay Mpunga utyhile kwelinye iphepha ngoku
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 3 года назад
Cha mpunga lendoda inamandla, mpunga umvelinqangi alokhu ekuphakamise njalo,ngoba awusincishi ulwazi nabantu abazosisiza ngezinkinga zethu esibhene nazo, uyabona lendoda ayizenzisi inamandla iphiwe 🙏🙏🙏💯✌️
@nhlanhlasdla
@nhlanhlasdla 3 года назад
Mkhulu Mlaba waybeka yacaca lento.ey ngoba kudlaliwe ngabantu egameni lokuhlola syabonga Mpunga Yesintu 👏
@phidanincube165
@phidanincube165 Год назад
Amen uNkulunkulu akusize amazwi akho mahle Mlaba banengi bethatha imalizethu bethi bayasisiza ucine usungasela lutho
@sondonzima2792
@sondonzima2792 3 года назад
injulabuchopho le Mpunga mtshele umkhulu sizomeseka kwi channel yakhe
@leonorahndlovu1755
@leonorahndlovu1755 3 года назад
siyabonga Umusa kakhulu, ukwehlela phezu kwakho mkhulu
@nxumalophumi2804
@nxumalophumi2804 3 года назад
Waze wawu sizo mpuuungaaa ezimpilweni uma ekhuluma umkhulu mlaba kuyezwakala bakwethu ongezwa isizululesi asitolikwa
@ntokozosibiya3536
@ntokozosibiya3536 3 года назад
Akwande Mpungaaah umsebenz wakho uhlezi umuhle uyasilekelela ngolwazi
@phindymadonsela4669
@phindymadonsela4669 3 месяца назад
Mkhulu ocingweni uhlola ngamalini
@surprisealungile9922
@surprisealungile9922 3 года назад
Syabonga imalini ukuhlole fonin
@nobanturabotapi6262
@nobanturabotapi6262 2 года назад
Siyabonga mpunga yesintu sinezinkinga mina umamlambo usemva kwam angilali ngine peyini angilali ebusukunasemini
@leonorahndlovu1755
@leonorahndlovu1755 3 года назад
thank you ngifunde lukhulu today
@nkosiyaphashandu279
@nkosiyaphashandu279 2 года назад
Ngiyabonga Mkhulu lapho! Uyanemba.
@duduzilezulu8218
@duduzilezulu8218 2 года назад
Syabonga ukthola abantu abafana nawe
@thulanisimelane1328
@thulanisimelane1328 3 года назад
Siyabonga baba u Mlaba
@mihlenonjuzana2729
@mihlenonjuzana2729 3 года назад
Syabonga mpunga
@ThulieNgongo-wz3rr
@ThulieNgongo-wz3rr Год назад
Yhuuu ayaphilisa amazwi wakho bhuti
@vanithandlovuvanitha8404
@vanithandlovuvanitha8404 3 года назад
Hayi Siyabonga makhehla imali ziphelile siyadliwa mpela manje sihluphekile angazi ngiyosizwa ngubani kunjalo mpela uyKumunfu kubemnyama
@QueenOfSheba_
@QueenOfSheba_ Год назад
Wow!! I need to buy the books
@victordaki7569
@victordaki7569 3 года назад
Ei nay ishubisa Mpunga Momkhulu apho…… siyabonga ngo Lwazi
@feliciantombizikhonamabali8240
@feliciantombizikhonamabali8240 3 года назад
Hay ngyabonga kumhlophe kum ngifunde lukhulu and asiyinakile indaba yokuthi before siye emntwini mema abantu abadala
@thabisaselanto129
@thabisaselanto129 Год назад
Siyabonga mpunga yesintu🙏
@thomasmaseko5603
@thomasmaseko5603 2 года назад
Siyabonga ngesintu sethu
@jongiemriga3281
@jongiemriga3281 3 года назад
Mpunga awusibuzela ukuthi uhlola ngamalini nd uma ehlola efonini ithini imethod of payment ? ndise-Eastern Cape
@givenmasuku5321
@givenmasuku5321 2 года назад
Powerful very few warn us against such risks out there.
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 2 года назад
Siyabonga mkhulu wachaza kwazwakala
@mandisigarven1155
@mandisigarven1155 3 года назад
Ngivuleke amehlo mkhulu ngiyabonga kakhulu banqabile abantu abazinyangi abakhuluma iqiniso muntu avele buze kuwe nkinga yakho besemxelela bese bese selebuza yakwazi kwenza lento besesisho athi yakwazi mara akazosho bakakwazi 🙏
@songezondakayi3511
@songezondakayi3511 3 года назад
sifunda lukhulu kuloluhlelo lwe Mpunga siyakuliswa ngenqondo
@sharonmhlanga1160
@sharonmhlanga1160 Год назад
Baba siyabonga ngoba thina sisegoli asikhoni ukumfiyelelala kuwe
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 года назад
Siyabonga, lendoda izwakala iyazi into yayo, futhi iyazethemba, kodwa ngisabheke angiyitholi i channel yakhe (mkhulu Mlaba)
@thulibaby1627
@thulibaby1627 3 года назад
Angiyitholi nami 😥
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 года назад
@@thulibaby1627 Zama futhi uzoyithola, sengiyitholile
@Keekeembhele
@Keekeembhele 3 года назад
🙏🏾Amazwi aphilisayo
@bhekimdlalose5547
@bhekimdlalose5547 3 года назад
Amen
@ayandagumbo9495
@ayandagumbo9495 2 года назад
Yooo waze walikhuluma iqiniso mkhulu,unkulunkulu anibusise, nama thongo🙏🙏
@agnessmahlangu4676
@agnessmahlangu4676 Год назад
Haw ngiyalithanda leli lokuthi abelaphi bangaphuthumi inzuzo Mkhulu phela sesesaba ukuyohlola kubo iNkosi mayikubusise Mkhulu
@pumezankwali8416
@pumezankwali8416 3 года назад
Mpunga zesintu ndiyabulela ndivile
@fanelwatani3981
@fanelwatani3981 Год назад
Thanks my God yinyaniso le
@phumzatfwala7653
@phumzatfwala7653 Год назад
Do you know the Holy spirit @ Dr Mlaba or you are marketing your services?
@user-wx2sk7wp1m
@user-wx2sk7wp1m Месяц назад
Syabonga baba U Mlaba ngceli ukbuza uyahlola yin ebsuku over the phone?
@samsonkubheka8522
@samsonkubheka8522 2 года назад
kusho ukuthini ukuphupha udubula abantu ngesibhamu
@lindokuhlelindor9803
@lindokuhlelindor9803 3 года назад
Ngiyavuma mkhulu hhayi
@thabsilembutho5860
@thabsilembutho5860 2 года назад
Utholakalaphi.umangifisa.ukhuzakuwe.
@zusakhenomviwo1684
@zusakhenomviwo1684 2 года назад
Mkhulu nam ngyafisa sizwa kdala ngihamba ngibetheka
@nonhlemkhize4452
@nonhlemkhize4452 2 года назад
Imalini mkhulu kuhlola ngefoni
@sphesihlekubheka8889
@sphesihlekubheka8889 Год назад
Mpunga yesintu .. ngithi angibuze kuthi ithin i title yale ngoma edlala ekuphelen kwe show🙏🙏
@ntombikayisemagagula877
@ntombikayisemagagula877 3 года назад
Mpunga!
@bhekibigworm1280
@bhekibigworm1280 2 года назад
Ey kunzima boMkhulu kyezazwaka ngoba ey sesphelile ngalezinyanga ezsfuna imali eningi maqede ungasizakali
@nandiphalimane3120
@nandiphalimane3120 Год назад
Ndiyabonga mkhulu
@nomthandazonomthandazo4265
@nomthandazonomthandazo4265 3 года назад
Today ngifunde okunengi🙏ngyabonga.
@nzwakelekadube5207
@nzwakelekadube5207 3 года назад
THOKOZANI BOMKHULU!!
@odwakota6813
@odwakota6813 3 года назад
His a wise man 🙏🏽🕯
@nkamogelangtaule3757
@nkamogelangtaule3757 2 года назад
Ok
@thembelatheophilus1574
@thembelatheophilus1574 3 года назад
Mpuuuuuunga ngigeza izandla namhlanje
@sthabisozwane1817
@sthabisozwane1817 3 года назад
Ay lendoda! 🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Yinkunzi impela le iyasazi istory sayo phambili mpunga yesintu, ameni mkhulu.
@nkosinathbmanagement2296
@nkosinathbmanagement2296 2 года назад
Ubongwa khanjani wemfo khamlaba
@thokozaniohnot4198
@thokozaniohnot4198 Год назад
Mkhulu Mlaba
@simonsiyabonga3856
@simonsiyabonga3856 Год назад
Sanibona ngabe nitholakala kephi nendawo
@PakiMolato-yn7vs
@PakiMolato-yn7vs 6 месяцев назад
Hi baba
@dumisanimbongwa3142
@dumisanimbongwa3142 2 года назад
Impinga yesintu
@mariantimane8578
@mariantimane8578 Год назад
Like u
@simonsiyabonga3856
@simonsiyabonga3856 Год назад
Ngabe uma uphupha inkomo yenkunzi ekhombisa ukuba ndala enezimpondo ezinde yakheke njengenyathi kodwa umbala ithi ayibe nyalothi
@deeforex2857
@deeforex2857 2 года назад
ey cha impela iqiniso ulimisa umkhulu uMlaba
@thulaniemmanuel9827
@thulaniemmanuel9827 Год назад
Morning mkhulu ngiyasidinga isibuko ngoba mina ngicele ngigilwe abantu engisondelene nabo ngiyothi ngivula kuyobe sekonakele.
@simphiwendima2202
@simphiwendima2202 3 года назад
Inkunzi le ngike ngiyizwe kwi gagasi inanolwazi olujulile futhi
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 3 года назад
Impuuuuuuuungaaaaaaa
@nqanaweden3981
@nqanaweden3981 Год назад
Ihlahlele mlaba
@sandilemadondo9199
@sandilemadondo9199 3 года назад
Mķnulumlaba
@dicenyembe2043
@dicenyembe2043 3 года назад
Baba Mlaba Malini ukuhlola foni na
@pumezankwali8416
@pumezankwali8416 3 года назад
Mpunga yesintu ndicela ubaba lowo atsho uba uma ehlola efounini ubiza malini?
@khonahkhomo4676
@khonahkhomo4676 2 года назад
Phambili ngesintu
@mbongisenimbatha5588
@mbongisenimbatha5588 Год назад
Niyasikhumbula lesiqephu?
@sabelobongiwembutho4024
@sabelobongiwembutho4024 3 года назад
Yimalini ukuhlola efonini?
@kekenyanadoris7899
@kekenyanadoris7899 3 года назад
Uhlola ngamalini ephonini mkhulu?
@siphomthiyane6769
@siphomthiyane6769 3 года назад
Good question!!
@nokuthulacynthianxumalo3731
@nokuthulacynthianxumalo3731 2 года назад
Ngibone kwenye iPost kubhalwe R500 but since this video is kinda old, maybe seku more. It's better you call the numbers displayed on the screen for further details n truth.
@thembelihlekhathi5189
@thembelihlekhathi5189 Год назад
Thoioza umkhulu Mlaba utholakaphi nendawo?
@gojiesenzo4481
@gojiesenzo4481 3 года назад
Mhm waybeka indaba Mkhulu kambe imalin ukuhlola?
@mthobisinkomo7658
@mthobisinkomo7658 2 года назад
Mpunga kwimbizo uMlaba ngizokubeka ngingabi namahloni udukise isizwe uma ethi inyongo yomshado uyakwazi ukuyigeza amanga lawo.uma uyigeza uyigezela kumuphi umsamo ngoba kowakini umsamo usuke usukhishiwe?yena lowo okushisela impepho usuke ezothini?wona lowomphefumulo wesilwane usuke uzothini kubantu abadala.cha mtakababa ugejile uMlaba laphaya kanti uyinsizwa eshaya khona uma ikhuluma kodwa ugeje ngaleyankulumo kuphela
@zandisilemakhenkana1012
@zandisilemakhenkana1012 Год назад
Yhimalini ukuhlola?
@londekamkhwanazi1461
@londekamkhwanazi1461 3 года назад
Lomfana usebenza emayini kwaSomkhele emtuba uyablaster sisebenza naye uthanda nezifebe ubabhebha nasesontweni lakhe uthatha amachance siyamazi amazing lutho mfana ngiyamazi phela nimbuze emtuba. Do sigebengu lesi
@Mzilikazzi1
@Mzilikazzi1 3 года назад
😲
@ndabemdlalose2067
@ndabemdlalose2067 3 года назад
🤔😿🙊
@sphamncube1444
@sphamncube1444 3 года назад
Hayi bo! Kanti sebanjwa inkunzi
@ttma4476
@ttma4476 3 года назад
I was never ready for this. I wish he can respond to this
@siyaxaba4699
@siyaxaba4699 3 года назад
Wakunyathela wena indaba yenu leyo ungasfaki uyasebenza impela ngiyamazi
@AkADjCHINA
@AkADjCHINA 3 года назад
😂😂😂😂🤣😂😂😂😂😂🤣🤦‍♂️
@ntokozomthembu9327
@ntokozomthembu9327 3 года назад
Uhlola ngamalini umkhulu umlaba ??
@nompumelelomnguni8194
@nompumelelomnguni8194 3 года назад
Hi ntokozo utholile ukuthi uhlola ngamalini
@londekamkhwanazi1461
@londekamkhwanazi1461 3 года назад
Uhlanganaphi umoya oyigcwele nobuthakathi, ungazodlala ngathi lawena.
@thembigwala2282
@thembigwala2282 3 года назад
Unenkinga wena zihlolisise kahle.
@dothadance1
@dothadance1 3 года назад
That's why sohlala si behind, we believe nonsense
@ttma4476
@ttma4476 3 года назад
Please elaborate so we can understand you?
@MkBasini-gw4ph
@MkBasini-gw4ph Год назад
Amen Mkhulu Mlaba. Ngivumelana nawe 100% kulendaba yefoni.
@nkosiyaphashandu279
@nkosiyaphashandu279 2 года назад
Cha! Anginamali kodwa ngiyafisa ungihlolele efonini Mkhulu Mlaba. Nginebonakaliso engibonayo ebusuku ngamehlo omoya ........
Далее
Bring Back Inhlanhla Yakho - Dr Mshayi Wezitha
12:22
Просмотров 10 тыс.
Ukuhlola okusezingeni eliphezulu
14:29
Просмотров 9 тыс.
Документы для озокомления😂
00:24
Best exercises to lose weight ! 😱
00:19
Просмотров 7 млн
Isipoki Sami - Dr 2+2
14:01
Просмотров 65 тыс.
Imfihlo ngama products agcotshwayo
19:41
Просмотров 7 тыс.
AK47 INTELEZI EGILA IZIMANGA
19:11
Просмотров 18 тыс.
Uthi unemithi ethi thi!
14:21
Просмотров 2,7 тыс.
Ukuhlola Kubalulekile - Gogo Aaron Mtshali
10:24
Просмотров 8 тыс.
INYOKA AYIBONA ABANTU ABADALA
15:24
Просмотров 80 тыс.
Umfazi Wemali - Prof CM Lekhuleni
11:43
Просмотров 20 тыс.