Тёмный

Umbona ngani uMuntu ohlola ngezilwane noMuntu ophakamise umsebenzi ngezilwane 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 98 тыс.
Просмотров 24 тыс.
50% 1

Mkhulu Khoza RU-vid Channel: / @ubuhlebethongotv5347
Baningi abasebenzisa izilwane kodwa bacashe ngomoya ongcwele kusebenza umoya wezilwane

Опубликовано:

 

23 апр 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 104   
@SiyandaMathenjwa
@SiyandaMathenjwa 2 месяца назад
Awu madoda utisha wami igagu Cha ngyejabula kuzwa lamazwi ey yasazi IsiZulu lomkhulu ngilaphe khona uye🙏♥️
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 Год назад
This guy is a great story teller, kuyasho iwuthisha😅👌syabonga Mpunga🎉
@kwazilucas
@kwazilucas Год назад
Alikho nje idlozi elihlalelana nesilwane.
@NgonyamaShobane775
@NgonyamaShobane775 Год назад
Ayikho lento yokuthwalisa ungathwele wena, ufihle amaqiniso lo okanye akazi .
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
​@@NgonyamaShobane775 Ngike ngakhuluma yini ngokuthwala zalo
@xulu6756
@xulu6756 2 месяца назад
😢uthwele mkhulu, finish. Ayihlangan nje into yabantu abadala nezilwane ngeke mfwethu musa ukudlala ngabantu
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 Год назад
Syabulela Mpunga yeSintu nakuwe Mkhulu Khoza Kuhle ukuthetha inyaniso nto leyo enqabileyo kwimihla esphila kuyo
@siphomavundla5239
@siphomavundla5239 Год назад
Siyabonga Mpunga yesintu, sicela aphinde abuye uMkhulu Khoza....
@noxolozulu2291
@noxolozulu2291 Год назад
Ayyy yonakele indaba, inyanga kayihloli unless inobungoma. isithwalo ukuhlola ngezilwane, ngithanda iqiniso lakhe umkhulu
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
Uqinisile ngempela, kodwa abantu abavumi uma ubatshena ukuthi kunomehluko phakathi kobunyanga nobungoma.
@J1991-u6t
@J1991-u6t Год назад
Kunjalo impela
@makhosonkemvelase5596
@makhosonkemvelase5596 Год назад
Mpunga yazi ngayi thanda inkulumo yenu ngiyi mamele ngise msebenzini yazi 😀 ngifile yihlaya abantu bayabuza ukuthi uhlekani ngayi download sayibuka sonke 👏👏 Bathi bazo mfonela u Mkhulu bexhumane naye cabanga 😀😀
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Год назад
AYI MKHULU KHOZA UYINKUNZI NGWENYA SIYABONGA INDLELA OPHUMELA NGAYO OBALA BANINGI OZAKWETHU ABAKHUPHULILE UMSEBENZI BANEZIMFIHLO BAGANGILE AMEN
@xolanimlambo7133
@xolanimlambo7133 Год назад
Sicela uPart 2, kuningi esidinga ukukhanyiseleka kukhona
@NYANGA75
@NYANGA75 2 месяца назад
Yah neh
@user-sk3zr3pl8b
@user-sk3zr3pl8b Год назад
Mkhulu ngiyanibingela ngicela ukubuza ukuthi amabhayi wawathenga njengoba isalukwazi sasiwafuna
@Wandile578
@Wandile578 7 месяцев назад
Sibonga honesty yakho khoza
@sbonisosabelo7051
@sbonisosabelo7051 Год назад
Minngi imibuzo esalile Mpunga sicela abuye noPart 2 🙏
@syabongaK555
@syabongaK555 Год назад
mina angakabuzwa nje ubungozi abezobuchaza ngizwa eyihlobisa yonke lento kodwa ke mhlambe sezozwa kahle ngokulandelayo
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
Yebo isihloko nengqikithi azifananga.
@sthabisojaca
@sthabisojaca Год назад
Winkinga Nduna awuysabi njehh nalensizwa uyabonakala ayihhhh😂😂😂
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh Год назад
Mkhulu siyofunda sizesiyofa 👏👏👏
@portiaferinga2534
@portiaferinga2534 Год назад
😂😂😂😂hay asazi sofelaphi😅😅😅booster 😂
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 Год назад
Vele abantu bayawasebezisa amabooster .....😂😂😂😂😂neCovid yadinga ibooster 😂😂😂
@user-vk1ev4mp8j
@user-vk1ev4mp8j 7 месяцев назад
Kunzima mkhulu kuba uyazama ukuya kuhlola xa kukho okwenzekile kodwa ulahlwe ngu lowo oye kuye. Mna ndiyathanda ukukhe sibonane undicebise
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 Год назад
Cha siyakuzwa sibonga ulwazi sizohlukanisa kubasizi bethu.Maye saphela
@doubleD1
@doubleD1 Год назад
Ungcono umuntu ophumela obala.
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Год назад
Yooh utishera sofika nini endabeni esiyifunayo bakithi haw tishera hay way baxa hay
@shoppingwithndobby5664
@shoppingwithndobby5664 Год назад
😂😂😂😂ngimthandela iqiniso mkhulu Khoza
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Год назад
Mkhulu mpunga wenza kakhulu sebezovela nabanye abacashile
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 Год назад
😂😂😂😂😂olwakho ukhamba al'nalutho mkhulu
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
😂😂😂 Ubesenginuka ukhoza 😂😂
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 Год назад
@@impungayesintutv 🤣🤣washesha wam' bona mkhulu
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 Год назад
Ngiyalithanda lelijongo ngoba liyibeka ngembaba aliphiki futhi ukuthi kunezezelwe lapha kuye.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
Mkhulu ngiyanibingelela ngihleli nami
@nkosinathimvubu3794
@nkosinathimvubu3794 Год назад
Ngya booster 🤣🤣🤣🤣
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 Год назад
Syabonga Mpunga ngokusithanda usilethele abantu abazosivula amehlo.
@simphiwedladla1282
@simphiwedladla1282 Год назад
Insizwa yangempela le🙌🏾🙌🏾ngyathanda inamancoko😂😂😂injalo.💪🏾
@sikwenzesisonke7276
@sikwenzesisonke7276 Год назад
" ibona abane mkhovu ehambayo, Mina nginama part omkhuvu" ngthandile lapho 😂😂😂
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Год назад
Esh mkhulu inkinga yala asizitholi izimpendulo and nginesfiso sokwazi ukuthi uyakhona ukuhlola kube utshelwa ngabantu bakithi mina engizohlola infact lo okuhlolayo uthi nangu ugogo wakho uthi and yena uyababona ikhona yini into enjalo
@mbongeningidi1544
@mbongeningidi1544 Год назад
Dankie Mpunga Nduna
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 Год назад
Siyabonga kakhulu sisonke
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Год назад
INKUNZI LENA NGAYIBONA SIHLANGANA NJE KUTHI IZILWANE IYAZIGAYA IVELE ISITHELE NJE KUBE NJALO AMEN
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Isgilamkhuba lesi
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
​@@impungayesintutv 😂😂😂
@simphiwemkhize9475
@simphiwemkhize9475 Год назад
​@@impungayesintutv 😂😂😂😂
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 Год назад
Danki Mpungah
@WenzileTechSolutions
@WenzileTechSolutions 6 дней назад
Meluleki bhuti wami, ngidinga ungisize mfwethu
@mbongisenimbatha5588
@mbongisenimbatha5588 Год назад
Ya kunzima ezweni akulula neze
@Apexpre4142MxolisiSithole-
@Apexpre4142MxolisiSithole- Год назад
Sicela abuye mnewethu😅
@sthabisojaca
@sthabisojaca Год назад
Ngingakunika futhi🤣🤣🤣🤣🤣Ayihhh ngeke bafwethu
@mninawamavuso3816
@mninawamavuso3816 Год назад
So I called the guy to do a reading on me and he was 90% spot on.. I would recommend him.. Ngiyaxolisa ubhala ngesingesi
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
Ngiyabonga zalo, I think ilona obefone izolo Ngiyabonga mkhulu 🙏🙏🙏
@thembadlamini1140
@thembadlamini1140 Год назад
😂😂😂Wawu WWUKA ‼
@zandilenxumalo1205
@zandilenxumalo1205 Год назад
😂😂😂🤣yaze yamnandi ingxoxo
@sibusisothwala7099
@sibusisothwala7099 Год назад
Asiyizwe lendoda❤kuthi ithini ngibone le clip ya 2min iyakhuluma
@J1991-u6t
@J1991-u6t Год назад
Mkhulu u Khoza ukhuluma iqiniso hahahah
@nomthandazo182
@nomthandazo182 Год назад
Siyabonga 😂
@siyabongadludla1449
@siyabongadludla1449 Год назад
Insizwa le inkuluma iqiniso lodwa
@lumkalulu9481
@lumkalulu9481 Год назад
Uma useCape town usikala kanjani
@promisekhumalo4380
@promisekhumalo4380 Год назад
Ngijahe kab ukuyizwa le baphelil abantu😢😢😢
@zanelebuthelezi8732
@zanelebuthelezi8732 Год назад
Mpunga
@Mzwa7
@Mzwa7 Год назад
Hehehe linsizwa
@casinogqaliwe6490
@casinogqaliwe6490 Год назад
Mpunga,waykhupha inyaniso😳
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
Liyathusa lekhehla
@NkosinathiMavetana
@NkosinathiMavetana Год назад
Si funa izlwane ze mfundo
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Год назад
Part 2 uyadingeka kodwa khehla
@mfanafuthimkize9859
@mfanafuthimkize9859 Год назад
Aw Sbonge isiminya
@buyiswajali8
@buyiswajali8 Год назад
Mmmmmmm
@marangmasegomutloane3619
@marangmasegomutloane3619 Год назад
❤❤❤
@bafanahectorzoya1833
@bafanahectorzoya1833 Год назад
Nice topic well explained by Khosa
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Год назад
😂😂😂😂😂wayiletha i character wathi pheshe hay lana
@GcinohCele
@GcinohCele Год назад
Iyabeka le kunzi kodwa
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Год назад
And nokuthi umuntu uyathwasa yini wmathuneni na
@promisekhumalo4380
@promisekhumalo4380 Год назад
Kudala siyilindile lendoda
@solomzisiko626
@solomzisiko626 Год назад
Enkosi mpunga yesintu
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
Mhlambe yimi yini engingezwanga ngezinto obona ngazo umuntu ohlala ngezilwane
@mfanafuthimkize9859
@mfanafuthimkize9859 Год назад
Opopayi nezithixo bazishilo nje
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
@@mfanafuthimkize9859 ukuthi bengizitshela ukuthi kukhona nokunye mhlambe ngaphandle kopopayi Kodwak akunankinga uma kuyibo nje kuphela
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Cha, Mpunga ngyaluzwa undaba luka Mkhulu Khoza, mayethi yena usebenzisa ama parts wezilwane futh nethongo lakhe liyakmukela lokho, kunoku sebenzisa imikhovu or izigubhu. (Lokho akuvumelekile ngoba zilwane uqobo lwazo lezo) I think I got it right🙄
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Uqinisile mnewethu
@solomuzimthethwa4661
@solomuzimthethwa4661 Год назад
Uhlala kuphi nengwelezane?
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
eMbali village 🙏🙏🙏
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣😇🤣🤣🤣🤣
@NgonyamaShobane775
@NgonyamaShobane775 Год назад
ayikho lento yokuthwalisa ungathwele wena , iqiniso lelo bayafihla nje .
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, abathakathi, nangamasiko? Deuteronomy 18:10-12,Mark 7:7-9,13.
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
Wena udinga ukuboshelwa ogodweni udaxabulwe ngenduku lokhu uzosirshela inganekwane yebhayibheli 😂😂😂
@sydneytyeku5754
@sydneytyeku5754 Год назад
Singena phi thina kwinkolo yabanye abantu sineyethu??Waze wayingquza enukayo
@NontobekoHadebe-kf6ic
@NontobekoHadebe-kf6ic Год назад
Waze wangihlekisa uBuhle bethongo eyi ngempela usedjng's bhaxu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​@@NontobekoHadebe-kf6ic Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​@@sydneytyeku5754 Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela?
Далее
Sihlaziya amaphupho
35:14
Просмотров 18 тыс.
Ukuhlola okusezingeni eliphezulu
14:29
Просмотров 9 тыс.
Ukubaluleka kokugeza emfuleni (River Cleansing)
20:12
Просмотров 1,8 тыс.
Izizwe nobungozi bazo
17:10
Просмотров 15 тыс.
Liyini Igobongo | Indaba Yesintu
54:10
Просмотров 15 тыс.
Umsebenzi wokubonga
10:26
Просмотров 73 тыс.
Ubungozi Ngamaphupho
15:15
Просмотров 32 тыс.