Тёмный
No video :(

Ukukhuluma ethuneni | Impunga Yesintu TV 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 100 тыс.
Просмотров 77 тыс.
50% 1

Aligqitshwa ihlahla uma kufihlwa umuntu #Amava Ahlabahlosile

Опубликовано:

 

25 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 109   
@dumitshabs8719
@dumitshabs8719 Год назад
Siyabonga Mpunga, sesikhathele ukubizwa oMalume ngo Nyaupe. Abafowethu must take responsibility period, no excuses!
@bossb1195
@bossb1195 3 года назад
This is pure educational... 🤭🤭🤭🤭🤭. Siyabonga Baba.. Lesedi 👏👏👏
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 года назад
Ngicela ukubuza ukuthi iliba lihlanzwa abantu abakusiphi isigaba sokukhula. Umbuzo wesibili,kwenziwa yini uma lelihlahla selivuthulula amaqabunga ngiwenza njan amaqabunga futhi ..Impungaaaaaaaaah
@thembisileroselinah6238
@thembisileroselinah6238 2 года назад
Mpunga yesintu uma eshonele ekhaya senza njani
@thembisileroselinah6238
@thembisileroselinah6238 2 года назад
Futh umangabe lehlahla anilazi lokulanda kwenziwani
@sithembisogama7026
@sithembisogama7026 4 года назад
Syabonga Mpunga yesintu, eyy ngoba izinto ezenziwayo zidida kugcine kungenzi mqondo ukuthi kungathi ihlahla lasala endlini ekhaya nomuntu watshelwa mhla eyongcwatshwa ukuthi umoya wakhe awusale ekhaya ugade kodwa futhi bona abantu abaphilayo babuye bayokhuluma emathuneni bebe baz kahle
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
HHayi ngiyabonga kwi Mpunga. sifunda size siyofa. Amaphutha wami maningi ngoba sakhuliswa phansi kwenkolo lapho kungenziwa konke lokhu okhuluma ngako. Sengofika kwi Mpunga sizoxoxa ukuthi konke loku ngikulungisa njani going forward. Asibonge
@nonations7420
@nonations7420 4 года назад
Ngibingelele kwiMpunga 🙌🏽. Mkhulu sisacela imininingwane mayelana nokuOder izincwadi ngeposi. Siyabonga
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 3 года назад
Ayi! cha! Mlekeleli uyishaya emhlolweni. Siyabonga ngokusikhipha ebumnyameni. Manje uma uMama wadlula emhlabeni ngina-8 yrs. nethuna lakhe lambiwa amathambo akhe aphonswa episini lasezimayini lapho kwakulahlwa khona wonke amathambo abamnyama abelungu bezimbela ilahle .Ngiwulanda kuphi lowo mphefumulo?
@petersplaylistpeter8404
@petersplaylistpeter8404 4 года назад
Ngibingelele ngiyithola kanjani incwadi ethi amava ahlabahlosile and imalini. Ngisegoli ngokuhlala Reg Mtshali
@msebenzimpanza7027
@msebenzimpanza7027 4 года назад
Impunga siyathokoza ngingajabula ukuzitholela incwadi ngicela imniningwane
@bongwafakude5442
@bongwafakude5442 Год назад
Siyabonga Mpunga yesintu
@ntshkastck3136
@ntshkastck3136 3 года назад
Sibonge kuyimpunga ngoba impela ukungazi kufana nokungaboni
@delimkhize5232
@delimkhize5232 4 года назад
Ngiyabonga kuleyehlahla abaningi abantu badukile kulendaba yehlahla elifakwa ethuneni alifakwaaaaa nhlobo ethuneni
@koalimontshi2689
@koalimontshi2689 2 года назад
Uyasinceda ngolwazi siyabonga baba
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 4 года назад
Mpunga yesintu,ngicela uke ukhulume ngokuthi lona ihlahla leli lihlala iskhathi esngakanani cz uyake ubone esemaningi emsami namadaaaala ungasazi uzowalahla uwathini.
@sithembisogama7026
@sithembisogama7026 4 года назад
🤣🤣😂😂 aybo awalahlwa nje qobo
@ntshkastck3136
@ntshkastck3136 3 года назад
Sibonge impela kuyimpunga manje ihlahla lihlala until nini futhi lihlaliswa kuphi
@thulanikhumalo7143
@thulanikhumalo7143 2 года назад
Ushayelani khona kodwa... ayi Mpunga yesintu yayazi into khuluma ngayo awusiqedeli idata mahhala ayigugu lamazwi abaningi baduswa kungazi nokubukela abenza abakubona kwenziwa abangazi.
@percymhlongo9343
@percymhlongo9343 3 года назад
Uma uqonde ukuthi angahlushwa amalunga omndeni agangile
@maggiemahlangu3787
@maggiemahlangu3787 4 года назад
UBaba ushone ngo January esibhedlela waya emakhazeni. Uma ese lethwa endlini bamfaka ngezithakazelo. Ngelanga loku ngcwatjhwa bamkhipha ngesithakazelo. Nasema thuneni uma ibhokisi liyehla baqeda ngesithakazelo. Kusho ukuthini loko? Masi gezizswa ngo June, due to Covid we didn’t go elibeni lakhe but sakhuluma naye endlini yakhe.
@user-es9jc3ru7u
@user-es9jc3ru7u 5 месяцев назад
Ngiyabonga ngencazelo baba Mbanjwa mina ekhaya kithi sekwabhujwa ngathi ngiyohlakula ngihesha emathuneni kwathiwa umuntu oganile osenendoda akawalungisi amathuna asekhaya kubo. Kanti mina ngazi ukuthi umuntu wakomunye umuzi akawalungisi amathuna akomunye umuzi cacisa Mpunga ngididekile mina
@mbhekenimathebula7973
@mbhekenimathebula7973 4 года назад
Ngiyadedeza la, ncathu ncathu. Siyabonga.
@ntshkastck3136
@ntshkastck3136 3 года назад
Impela sibonge kuyimpunga iyasakha imibono yakho ingakho ngithi impunga
@zinhlethabile3294
@zinhlethabile3294 3 года назад
Ayi siyabonga kakhulu ngolwazi
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 года назад
Isiphi "lesilwane esincane esaphuma ehlathini ekusen maqede sazivuthulula" Impungaaaaaaaaaaah
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 года назад
Uchakide bemgcololo
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 года назад
@@impungayesintutv awu sukanini madoda sengathi ngiyambona unkabi ephuma ehlathini ezivuthulula amazolo ,ngiyabonga
@luckymkhize7813
@luckymkhize7813 4 года назад
@@impungayesintutv why ungabaphenduli abanye kuma comment ngoba mancane akamaningi mpunga ?
@UThongathitv
@UThongathitv 4 года назад
@@alexbhebhe456 😂😅😝✌
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 года назад
@Lucky Mkhize angiyisoli impunga ngokubuye ingaphenduli ngiyacabanga ukuba busy kanti ke isuke ishaya amazwibela nje okuningi kutholakala ezincwadini zayo ,Mina nje senginayo esihloko sithi "Sithini Isintu"? Kuningi esengikufunde kulencwadi inothile kakhulu,
@concerncitizen8755
@concerncitizen8755 2 года назад
Sibongile🙏🏻
@mbuyisenisydney7076
@mbuyisenisydney7076 3 года назад
Aaaaaw ngyabonga Mphunga ngokucacisa ngkubekwa kwehlahla
@user-lb8qu4xk1n
@user-lb8qu4xk1n 5 месяцев назад
Ngicela ukubuza lihlala isikhathi esingakanani ihlahla ekhya
@gladysthomo8384
@gladysthomo8384 3 года назад
Mpunga siyabonga ngosizo lwakho singazithola ezitolo zezincwadi na
@snayenothando924
@snayenothando924 4 года назад
Ngiyabonga Mpunga ngalolulwazi,bengingazi ukuthi aligqitshwa ihlahla,nakhu ke engicela ukukbuza kwiMpunga,uma seliphindela endlini ihlahla lisuka ethuneni kuyakhulunywa kulo kanjengoba likade likhulunyiswa ngenkathi kulandwa umufi emakhazeni noma kuyathulwa kungabe kusakhulunywa??,ngicela ukucaciseleka kulokho.
@Ceci30375
@Ceci30375 2 года назад
Kuhle futhi siyabonga ngemfundiso ezinhle👏👏
@joannanhaka3368
@joannanhaka3368 2 года назад
Sibonga kakhulu
@phililemhlongo2526
@phililemhlongo2526 4 года назад
Siyabonga🙏
@Mauritiusmoyo
@Mauritiusmoyo 3 месяца назад
Ngiyabonga ukufunda akupheli
@HobzSA
@HobzSA 2 года назад
Ey mfwethu, ubukuphi kodwa sonke leskhathi, ngyayfuna lencwadi
@mxolisindlovu1390
@mxolisindlovu1390 2 года назад
Yebo mfethu uyimbambe ngakh qubeka
@thobaninzimande8971
@thobaninzimande8971 3 года назад
ndukandaba
@audreytaylor4766
@audreytaylor4766 3 года назад
Wenzanjan uma ningumnden ningasakhumbuli ukuthi ushonele kuyiphindawo esibhedlela?
@mshokwane
@mshokwane 4 года назад
ngyakuqala ukuthi kanti nawo amahlahla ayehlukana
@ntshkastck3136
@ntshkastck3136 3 года назад
Omunye umbuzo mpunga Uma kulende iwele elinye lasala kuye kumele ukuthi elisele lenze liphi isiko empilweni
@sontofakude8649
@sontofakude8649 2 года назад
Ihlahla alomi na ngemuva kwesikhathi bese kwenziwa njani ke uma selome kakhulu
@tilisimediatv8769
@tilisimediatv8769 3 года назад
Kuyiqiniso yini kuthi if ucleaner amaliba kumele kube khona itshwala obugayiwe besizulu?
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 4 года назад
Mpunga yethu sonke 🙌
@user-pn2jm2zp1r
@user-pn2jm2zp1r 5 месяцев назад
Yahoo sakwenza lokho senzenjani na
@mcmrsmmt2555
@mcmrsmmt2555 Год назад
Thokozani Mkhulu What if when they were buried, you were young and don't know if ba ye fihla isitumbu kuphela. Or no moya wakhe usale lapho? How do you then communicate with them?
@ntokozomthembu9327
@ntokozomthembu9327 4 года назад
Manje ke akesithi ngilifaka endlini bese ngiyathutha kuleyo ndawo mase ke sengifuna ukubika umuzi ngizomlanda kuleyondlu ? Uma ngabe ngangakhe ngodaka seyabhidlika leyondlu ngimlanda kuphi ??
@siyabongamdluli2305
@siyabongamdluli2305 4 года назад
Mpunga Yesintu ngidinga usuzolwakholana noma ngalifuneli mina njengoSiyabonga kodwa omunye wabangani bami uhlezi ekhala ngokuphupha ubabakhe osahamba emhlabeni😑😑🤨
@skhebisobhoza6551
@skhebisobhoza6551 4 года назад
Impuuuunga!!! Besicela uke ukhulume ngokubika umuzi wakaMama, njengoba imizi eminingi njengamaRDP seyatholwa kakhulu abantu besifazane.
@zonkeqina5847
@zonkeqina5847 4 года назад
Mamkhulu waye funa ukubika umuzi kwa thiwa umuzi wentombazane awbukwa ngoba isenga gana iwushiye umuzi wendoda obikwayo akusho Mina isintu sisho Njalo
@sithembisogama7026
@sithembisogama7026 4 года назад
@ntozonke, uyabikwa kodwa ubikwe ngesibongo sakhe uMama. Uma esegana uyowshiya neyngane zakhe ngoba akwona vele owakhe kodwa owakubo
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Yazi bekungaba kuhle ukuba umthetho wesintu noma isintu sethu besikhula kanye nalezinkathi ezishintshayo esiphila kuzo,ngyakhala ngama khosi endabuko awawenzi umsebenzi wawo aseyizi cathalala zika hulumeni,adla izimvuthu neykhokho aziphiwa osopolotiki,amakhosi endabuko asekhohliwe wukululeka nokukhulisa isizwe.Bakwethu manje sesinamandla okushixilela konke okuyingxanye yesisekelo sempilo yethu n siyakwazi nokuphenya nokucubungulisisa yonke into...Kudala wawungekho umuzi womuntu wesmame ngoba kwakumele bagane n neynsizwa ziganwe but manje sezinciphile iynsizwa,sekugcwele iynkonkoni,wobani abazothatha odadewethu?Abanye bagcina bengaganile,then akuzwakali ngoko siko mawuthi ubika umuzi womfazi.unless we change that but based on extensive research ukuthi what are we encouraging or discouraging Uma sibika umuzi womuntu wesmame
@siphomazibuko6529
@siphomazibuko6529 3 года назад
Sabuza ukuthi izincwadi zitholakala kanjani uma useGoli impendulo do sididekile abadizwele nabanye basicacisele siyazidinga,abafake ifomu lokuoda okungenani luxe lube lula sigcwalise sithenge
@gustavoafrika4010
@gustavoafrika4010 4 года назад
Siyabonga ngokukhanyiseleka, ngicela ukubuza ukuthi uma umuntu eshonele ekhaya sikhona yin isidingo sehlahla?
@samkelisiwegambushe7430
@samkelisiwegambushe7430 4 года назад
Yaz ngike ngizwe ukuth umuntu ulandwa yonke indawo ekade eyijwayele. Ukuze angahluphi lana ekade ejwayele khona.
@gustavoafrika4010
@gustavoafrika4010 4 года назад
Oh cha bengingakwazike lokho, so uma ngikuzwa kahle uthi uma ethanda ibhola ehlala eya eStadium kyofanele alandwe khona, ingabe ngikuzwa kahle??
@mbalenhlemakhubo5472
@mbalenhlemakhubo5472 4 года назад
Manje Mpunga yesintu ihlahla lihlala isikhathi esingakanani angikhumbuli ukuthi ihlahla labazali bami bobabili ngilibona ekhaya okusho kungenzeka babekwa nawo bengcwatshwa? Uma ke lkuthiwa azange beba beke nawo and awekho endlini enziwa njani
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Kungenzeka ukuthi bafihlwa nawo,kodwa mhla bekhushulwa n begezwa base beyalandwa emathuneni ngawo amahlahla okuyiwona azobekwa emsamo,hhayi lawo abalandwa ngawo lapho bebhubhele khona,vele lawo kumele bafihlwe nawo,ngoba sisuke sibalindisa emalibeni,sizobuya silande imiphefumulo,kusale inyama...Impunga iphaphalazile bakwethu.
@joycetrollop6373
@joycetrollop6373 2 года назад
Kwenzekalani meniliqibile.
@senzonxumalo8029
@senzonxumalo8029 4 года назад
🙏🙏🙏siyabonga
@sindisiwemdhladhla2052
@sindisiwemdhladhla2052 2 года назад
Ngicela ukubuza. Umntwana wami ungcwatshwe nalo. Kumele kwenziwe njani?
@HobzSA
@HobzSA 2 года назад
Ake usisize nangevideo yokuhlatshwa kwenkomo nokuhlukaniswa kwezicubu ngamagama azo🙏. Uma uzobe uhlaba
@vistom5784
@vistom5784 Год назад
Ngyakuzwa mfowethu so uma ngfuna ukukhuluma nomuntu wakithi ongasekho kmele ngiyendlini la kunehlahla khona ngfike ngkhulume ngoba phela nempepho ngokwazi kwami ayishiswa noba ubani,cha ngyadideka impela manje ngoba nobani uqhamuka nokwakhe mina ngazi ukuthi ethuneni uyaya nje uyolihlanza ulicentele ufike uxoxe nomuntu wakini usho konke ofisa ukukusho manje mase nithi kmele syokhuluma endlini kanjani kukhulunywa kanjani endlini mhlampe mungangicacisela lapho ngoba impela ngyalahleka
@velijali4380
@velijali4380 4 года назад
Mpunga ngicela ukubuza ukuthi ulihlukanisa kanjan iphupho lemoto phakathi kwengozi nenhlanhla..sbonge
@angelmlambo5287
@angelmlambo5287 4 года назад
Manje ihlahla libekwa kuphi endlini? Lihlala iskhathi esingakanani endlini?
@jamesconco9870
@jamesconco9870 3 года назад
Ngiyayizwa leyehlahla kodwa ngowami umbono kuncono uthole indawo lapho uzakulibeka khona hayi endlini Lona ohambile engakakhushulwa ,,okukwenzelwa umsebenzi wokumhlanganisa nethongo lakini.
@siyasangadamane4173
@siyasangadamane4173 4 года назад
Mkhulu ithini Uma ungazi uba babengcwatywe njani abadala. Kuba ngikule sebasweleka.
@sabelomazibuko9244
@sabelomazibuko9244 4 года назад
Syabonga
@thuthukahadebe6912
@thuthukahadebe6912 4 года назад
Cha vele ngokwesintu umphefumulo awuhlali ethuneni kodwa nginemibuzo. 1) Engabe wonke yini umuntu oshonile kmele alandwe ngehlahla? Ngoba kunenkolelo yokuthi kulandwa umuntu oshone engalindele njengodutshuliwe noma oshone engozini yemoto washonela lapho esigamekweni. Noma uhlaselwe isifo senhliziyo kwangaphela sikhathi esitheni washona. Ngoba phela kwaziwa ukuthi umuntu oshone kanje umoya wakho uyaye udideke ngoba usuke uhlukane nenyama ngophazime kweso. Umuntu ogulile yena kujwayele ukuthi angalandwa ngoba kukholakala ukuthi kusuke kuyiskhathi sakhe. Ngabe kuyiqiniso yini lelo. 2) Ihlahla lelo lihlala kuzekube nini endlini, nengicabanga ukuthi libekwa emsamu, futhi lethulwa kanjani? 3) Umuntu aduka kwasekutholakala ukuthi akasekho kuyiqiniso yini ukuthi uyabizwa emfuleni, isempophomeni, isehlane noma isentabeni? 4) Kungezeka yini uthi ulanda umuntu esibhedlela ugcine usulanda nokungeyena kwazise esibhadlela abantu bafa nsuku zaphuma?
@vai_vai
@vai_vai 4 года назад
Mpunga kune nkulumo ethi :- sengathi izinyamazane ezibanjwe kune hlambo , sengathi lezo nyamazane zingadlelwa kubo wehlambo. ( ihlambo liya khishwa liphinde futhi lingeniswe) . Uma uhamba nenyamazane , yehlambo lakithi , uhamba nama nikiniki akithi.
@vellybonisani4091
@vellybonisani4091 4 года назад
Ngyabong brazoh ngokusicathulisa kwanami ibingidida lendaba yokukhuluma ethuneni
@zonkeqina5847
@zonkeqina5847 4 года назад
Abasindisiwe baya ligqiba angithi sesiphila no fakaz ka Jehovah ukut babekup ashona kudela owaziyo
@sithembisogama7026
@sithembisogama7026 4 года назад
Abasindisiwe abalisebenzisi nje ihlahle mawkuthi bayalisebenzisa abaz ukuthi benzan
@khulethandazani5955
@khulethandazani5955 4 года назад
😂😂😂
@megsfireandicediye3404
@megsfireandicediye3404 4 года назад
I wish I could hear what his saying..
@mirensphiwe6229
@mirensphiwe6229 2 года назад
Thokoza mkhulusiyabonga
@shadrackchika2335
@shadrackchika2335 2 года назад
If I dont know about the branch that carries the spirit
@thembekapretty6047
@thembekapretty6047 4 года назад
Uyasivula amehlo kuningi ebesingakwazi zibizamalini lezincwadi
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 4 года назад
Uma use Cape Town itholakala kanjani incwadi ya Mava Ahlabahlosile Mpunga Yesintu?
@nonhlanhlaportia8843
@nonhlanhlaportia8843 3 года назад
Pa000
@riskandcompliancewithnelly6832
@riskandcompliancewithnelly6832 4 года назад
Thokoza Mkhulu ngicela uchaze ngomsbenzi wokukhushulwa
@luckymkhize7813
@luckymkhize7813 4 года назад
haibo uyangidida manje angithi thina abantu siyaye sibabuyise emathuneni ngawo umlahlankosi
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Gcwabe uqinisile mfwethu ngoba mhla kwenziwa umsebenzi wokumkhuphula lowo muntu,kuyayiwa ethuneni ayolandwa bese engeniswa ekhaya ngalo lehlahla,libekwe emsamo.
@user-sr3yw8zb1l
@user-sr3yw8zb1l 3 дня назад
Isiphetho salo leli hlahla yini? Sesiphila nabantu ababi lapha emindenini yethu abakhonze nemkhuba ephathelene nokuthwala. Angeke yini emvakwezinsukwana nje ezimbalwa ligcine selisetshelwa ngendlela engalungile izigangi zomndeni? Sikugwema kanjani lokhu? Isiphi isiphetho salo esiqondile lelihlahla nakhu phela singasaligqibanga?
@ntandokhumalo5730
@ntandokhumalo5730 4 года назад
Angiyizwa kahle leh, nisuke senimhlambulule nini lowomuntu, nisuke nazi ngani kuthi izindlela zakhe abezihamba esaphila ngaphansi komthunzi welanga bezinjani, khona ukuthi uyofike amukeleke kwelamathongo noma ungumuntu obenamacala osazobuya azocela ukwenzelwa inhlambuluko noma acelelwe intethelelo koyise mkhulu, agezwe kumande amukelwa kwelamathngo manje mase nithatha ihlahla nolibeka emsamo lapho kuhlei khona amathongo ahlambulikile abheke ikhaya angeke yini lomuntu afike adale izinkinga ngikubuza lokhu ngoba kwake kwenzeka.
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Mbulazi,Mashobane, ngivumelana nawe Mzilikazi,lapha Impunga iphaphalazile,khona iphutha elikhulu lapha,iphambanise izinto Impunga... khumbula ukuthi lomuntu kusazomele kwenziwe umsebenzi wokumkhuphula nokumnika isihlangu,lelo hlahla alandwe ngalo emalibeni,yilona elihlonywa emsamo,hhayi leli lokumlanda emoshali,phela emalibeni yilapho abalinda khona okwesikhashana,sisabalungisela ukubageza nokubabuyisa ekhaya.
@ntandokhumalo5730
@ntandokhumalo5730 4 года назад
@@mzwakhethenjwayo3618 Mnewethu nami ngazi kanjani, ngifundiswe kanjalo kuthi emalibeni ikhona lapho belinda khona, lelohlahla esibalanda ngalo masesibabuyisa ekhaya ilona esilihloma emsamo
@tholendlovu1700
@tholendlovu1700 3 года назад
@@ntandokhumalo5730 baba Mbulazi, Bengicela nami ungichazele isimo sayo lendaba yokuthi umuntu uma esebhubhile ulandwa njani, nokuthi imigomo yakhona ilandelwa njani kuze agezwe bese engeniswe ekhaya loyo obhubhile.
@syabongakhanyisani6715
@syabongakhanyisani6715 3 года назад
if kuthathwa abantu kesithi imuzo usjontshe inxiwa why kuyiwe emathune i
@samsonkhubone7140
@samsonkhubone7140 4 года назад
Ayibikhona yini inkinga uma ubuya nalelihlahla ulifaka emagceke ekubeni umuntu wakini ubedlule ngengozi yemoto , isifo noma isikhali???
@babalwanonjaba9627
@babalwanonjaba9627 4 года назад
good question
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Ngingeyona nje Impunga kodwa ngicela ukuth' ngifake nam ulwaz lwami...Khubone mfwethu khumbula ukuthi I'm umuntu eshone ngeskhali,uyaye agezwe n avalwe amanxeba ngenyongo yembuzi nesikhumba sayo ngaphambi kokuba nimthune.Oshone nge ngozi yemoto ngokwesiko mpilo thina ngakithi siyaye singamfaki ekhaya umzimba wakhe uma sibuya naye emakhazeni,nayo ingozi iyaye igezwe ngenyongo yembuzi bese kuchelwa lonke igceke...ayikho inkinga Uma ihlahla ulifaka ekhaya ngoba uzobe ulwenzile losiko lokugeza nokuvala iskhali noma ingozi kulomzimba,ukuze kungabe kusenzeka ekhaya...oshone ngesifo noma ngokugula,siyaye silifake ihlahla lakhe ekhaya ngoba vele wusiko lolo,kanti futhi ke ukugula okwanoma wubani.
@africastockvelbroker4932
@africastockvelbroker4932 4 года назад
Manje uma umuntu ubeyisigebengu,ebulala, ahlupha noma eloya uyaligcina yini ihlahla?
@talentntuli1155
@talentntuli1155 4 года назад
Uyohlele engowakini umuntu noma Ngabe izenzo zakhe awuzifuni. Kunalokho mase dlulile uyashwelezelwa ngezenzo zakhe agezwe
@gugulethuzulu8971
@gugulethuzulu8971 3 года назад
@@talentntuli1155 ngicela ukubuza uma unolwazi bhuti , uwenza kanjani umsebenzi wokushwelezeka or ukuhlawulela umuntu owayenamacala
@celimpilombatha7039
@celimpilombatha7039 4 года назад
Incwadi itholakala kanjan?
@phiwokuhlemakhaye9650
@phiwokuhlemakhaye9650 4 года назад
Lihlala kuze Kube Nini lelohlahla endlini?
@seanphilani9045
@seanphilani9045 4 года назад
Loool uzowthola
@mandlamganu9183
@mandlamganu9183 4 года назад
Ngokwesintu uye wenze njani uma iliba lingasabonali seku flat ngenxa yezizathu ezithize, manje nifuna ukubeka itshe lesikhumbuzo kodwa nisabele ukuthi lobekwa komunye ununtu?
@bongumusaduma4605
@bongumusaduma4605 4 года назад
Mmmmmm nsizwa yakith kunzima ngempeeeeeela uma sekunjalo kuyaye lube ngcono ukuth uma nifihla noqikelele ukuth niyalimaka iliba ngyaxolisa mfwethu ngokungab nampendulo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 4 года назад
Genesis 3:19,Ecclesiastes 9:5-6,10,Jobe 7:7-10,Deuteronomy 18:9-13,Mathew 15:6-9,John 5:28-29,Isaiah 26:19,Psalms 37:29.
@Blocc187
@Blocc187 4 года назад
I don’t see the point of going to gravesites especially if it’s not ritually required Mach it’s just isisindo kimi
@kwazilucas
@kwazilucas 4 года назад
Ngicabanga ukuthi umphafa makuyindoda
Далее
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Просмотров 20 тыс.
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 187 тыс.
skibidi toilet multiverse 041
06:01
Просмотров 5 млн
УГАДАЙ ЕДУ ПО ЭМОДЗИ! #shorts
00:57
Просмотров 251 тыс.
Ukubaluleka kobulongo/ ilongwe lenkomo kwisiNtu.
15:19
Просмотров 2,1 тыс.
shembe: Ekhaya lomphefumulo; Induna ka bhombela
19:02
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Просмотров 55 тыс.
Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho
13:00
Просмотров 12 тыс.
Ukuphahla
4:47
Просмотров 91 тыс.
IMITHETHO EGCINWA UMA USHISA IMPEPHO
12:16
Просмотров 23 тыс.
IZITHUNYWA ZAMANZI, EZENTABA NEZOMOYA
23:23
Просмотров 74 тыс.
Ucansi oluphambanisa izinto
20:10
Просмотров 11 тыс.
skibidi toilet multiverse 041
06:01
Просмотров 5 млн