Тёмный

Ukuphupha ingane kuhle kubi 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 103 тыс.
Просмотров 3,9 тыс.
50% 1

www.impungayesintu.co.za

Опубликовано:

 

2 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 38   
@sanelezondi3859
@sanelezondi3859 Месяц назад
Ngicela ukubuza yini ukuphahla kuphahlwa kanjani futhi
@WendyNyaula
@WendyNyaula 25 дней назад
Yooh ngoba ngihlala ngiziphupha eskhathini siningi mina
@BuyiswaGloria
@BuyiswaGloria 2 месяца назад
Mkhulu ngiphuphe ngingone ingani yase iyakhuluma ngesingesi isithi " Mammy am feeling cold" ngabe Sengithi"OK NANA " Yabeseyathula 😢 meaning ya Shona 😭CEla ubuza kucazani?
@nokubongajuno5232
@nokubongajuno5232 Месяц назад
Syabonga mpunga yesintu... Bengicela kubuza ngaphupha ngikhulelwe sekuyisikhathi sokuteta ugogo Wam ozala mah wathi zozala ngane enezinywele ngatetiswa ngempela ngane yanezinywele ephushweni ngiyibona... Ngabe kusho kuthini?
@zwelitunes6778
@zwelitunes6778 Месяц назад
Kuyenzeka yin kube ingane yomfowenu uma ungakaze ube nengane noma kuphuphume isisu?
@NobieNgongo
@NobieNgongo Месяц назад
Ma uphupha uhlamba impahla yengane yakho ephilayo kusho ukuthini mkhulu?
@ThenjiweNgwenya-o7f
@ThenjiweNgwenya-o7f Месяц назад
Ngiyabingela Mpunga yeSintu. Ma umntu ephupha kugcwele abantu embuthanenwi n ehleli labakhulu phambili. Kuqhamuke owesifazane omntsha kimi ngenhlonipho aviyoce angiqhubele ingane igoqelwe ngelembu elimhlotshana ifuna ngiyikhulekele. Ngiyamukele ngiyibheke, kuqale ukuqhaqheka ubuhlalo entanyeni obunye buphume ngekhanda. Ngibuke, ekugcineni ngiboniswe ku right hand isele lobuhlalu obuyi light purple. Kungabe kutshoni? Ngiyabonga...
@NtombikayiseMaqhashalala
@NtombikayiseMaqhashalala 2 месяца назад
Camagu:Bendicela ukubuza xa uphupha unikwa umntwana yi X yakho isithi ngumntwana wakho qha akanohlala kowenu kuba yena akafunwa ekhaya ngokuna kungcono umntwana ahlale naye mna ndimane ndiyombona kuye ingaba lithetha ntoni elo phupho?
@sphow
@sphow 2 месяца назад
Camagwini. Very important topic, thank you mkhulu 🙏🏾
@noziphozondo9296
@noziphozondo9296 2 месяца назад
Ngyabonga ngokucaciseleka.....
@NkosanaGumede
@NkosanaGumede 2 месяца назад
Sibongile ebantwini abadala🙏🏿
@nokuthulaskhosana7700
@nokuthulaskhosana7700 Месяц назад
Asbonge mkhulu
@solomzisiko
@solomzisiko 2 месяца назад
Enkosi Tata
@Nelisiweluciangcobo
@Nelisiweluciangcobo 2 месяца назад
Mina ngicela ukubuza caciselwa nge ngane uyithandile gonile Noma uyipha ukudla
@Philemonmngomezulu
@Philemonmngomezulu 2 месяца назад
Ubalungisela kanjani abantwana abaphuphuma komama bahlukene?
@GlenroseMyeza-bq2cc
@GlenroseMyeza-bq2cc 2 месяца назад
Sawubona ngicela ukubuza Uma uphupha ubelethe umzali wakho kodwa sewashona ekusinda ngalendlela uhlulwa ngisho ukususa unyawo
@kwaneledamoyi2347
@kwaneledamoyi2347 2 месяца назад
Kuye Zwakala ingane ngayi phupha nihleli nonina ifuna uyise. Ndamthungatha uyise ndamfica edlala pool eyisitabane ephuza. Babe sendlini yamatye entabeni. Ngaphaphama.
@Letthingsbloom
@Letthingsbloom Месяц назад
Iculwa ubani le ngoma ma iphela episode.. please please 🙏🏾
@Msongi
@Msongi 2 месяца назад
Nduna kandaba ngthanda uma usuthi suyamfuna isintu umuntu ngisho engakhulisiwe ngaso, ngiwufakazi waloko singfune sangthola
@ThuthukaNzimande
@ThuthukaNzimande 2 месяца назад
Sawubona unjani ngicela ukubuza ukuthi Uma uphupha ingane izalwa engathi eyakho bese bakunike yona uyithathe uyembathise
@zanokuhlemazibuko6716
@zanokuhlemazibuko6716 2 месяца назад
Mpunga, ingane oyiphupha uyiphethe ithule?
@nokuthulaskhosana7700
@nokuthulaskhosana7700 Месяц назад
Akwande mkhulu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@ThobahThabethe
@ThobahThabethe 2 месяца назад
BABA MPUNGA YESINTU, NGICELA UNGIQHOPHELE UMFANEKUSO OQHOSHIWE, WE DIRECTION, EZA EMPHELANDABA, ANGSATHANDI KULOKU NGIFONA MANJE NGIFISA UKUZIFIKELA QATHA THA EMPHELANDABA PLZ BABA🙏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@studMths
@studMths 2 месяца назад
Icacile🔥
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@MthokozisiNdlela-jd3cd
@MthokozisiNdlela-jd3cd 2 месяца назад
Ngcel ukucaciselek kule oypheth ngaphambil Koda ingenanking kungekh okub ekwenzay ngcel ukucaciselrk laph
@RoseNgubo
@RoseNgubo Месяц назад
Syabonga Mpunga ngicela ukubuza ezinsukwini ngivuke ngiwela umfula omkhulu nguphethe ingane encane yomfana nobhaka unemali nezinto ezibalulekile ngenkathi ngiphakathi nomfula ngyawubona kuthi uyagcwala amanzi kuvele kuphunyuke ubhaka ngithi ngiyawubamba kuphunyuke ingane ngimemeze ngicela usizo ngiyibambe ingane uhambe namanzi bhaka kuqhamuke last born wami ongumfana abhukude elandela bhaka awuthole awubuyise kimina siphume emfuleni ngabe kuchazani
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@Philemonmngomezulu
@Philemonmngomezulu 2 месяца назад
Ubalungiselela kanjani abantwana abaphuphuma komama bahlukile
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@Philemonmngomezulu
@Philemonmngomezulu Месяц назад
@@vusimngomezulu2500 Dlakadla wonke umuntu uma eshonile uya kwabakubo abangasekho , yikho sithie amadlozi,sithunywa, nomndawe, inkinga idalwa ukuthi uma kungenziwanga isiko noma kungaphethwanga okufanele kwenziwa kwadlakadla , siba nezinkinga , yikho impunga yesintu isifundisa. Kufanele usukume dlakadla ufunisise ukuthi lezinking onazo zibangwa yini. kwesinye isikhathi awukho umsamo ekhaya .manje uyafuneka. Ngicela sixumane dlakadla.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
@@Philemonmngomezulu Pho ingabe uNkulunkulu wathi uma esidala singabantu bakhe, wathi uma sesifile sizoba amadlozi, umsamo, amasiko Dlakadla?
@Philemonmngomezulu
@Philemonmngomezulu Месяц назад
@@vusimngomezulu2500 Kusho Ibhayibheli elabhalwa ondlebe zikhanya ilanga ukuze basiphuce izwe lethu sikhohlwe amasiko ethu, mhlawumbe wena soke wamphupha uNkulunkulu noma uJesu . Kholwa mfiso kulokhu okholwa kukho ngoba kuyakusebenzela. Manje izinkinga onaza kufanele azixhazulule ungahlupheki.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
​@@PhilemonmngomezuluKodwa awuphenduli umbuzo wami olula Dlakadla 😭😭😭, so uphila kanjani umuntu kanti usefile Dlakadla? amasiko abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje? ngicela ungibonise ubufakazi baloko okushoyo nge Bhayibheli Dlakadla.
Далее
Провал со стеклянным хлебом…
00:41
Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho
13:00
Просмотров 13 тыс.
Bayothi uthwele bheka!
14:10
Просмотров 16 тыс.
INTO ELAHLA INHLANHLA YAKHO
16:38
Просмотров 118 тыс.
Izimpawu zomuntu owaphehlelwa amanzi amnyama
17:16
Просмотров 12 тыс.
Ngisuke ngingalwi namuntu
20:04
Просмотров 2,4 тыс.
Ilathi lengane eyakhishwa | Impunga Yesintu TV
14:56
Просмотров 37 тыс.
Провал со стеклянным хлебом…
00:41