Тёмный

Uma kunethuna kini uShembe uyamdinga 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 7 тыс.
50% 1

Abantu abayeke ukudelela ushembe, uma kunethuna kini uyamdinga uShembe

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 116   
@MuzokhonaMbatha-eb7gt
@MuzokhonaMbatha-eb7gt Год назад
Shembe is the way ngyakholwa ukthi uShembe iyona ndlela yethu yokuphila noma ngingaSabathi kdwa kusobala ukuthi uShembe iyona ndlela yethu yokuphila Amen
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Kubukeka kanjalo impela mfethu. Ngath sonke sophelela ku Shembe, like it or not🤞🏾
@mkhonzacyril660
@mkhonzacyril660 6 месяцев назад
Zama mnewethu uligcine isabatha khona la lizokuvulela khona izinto liphinde likuvikele
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 Год назад
Mzukulu wakoMapholoba inkulumo yanamhlanje inesigqi esikhulu kakhulu.Hey nami ngangihambela kude noShembe,kodwa ngothando lwakhe nabaDala bakithi ngakwazi ukusondela kuye.❤❤❤❤
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 Год назад
Mkhulu wasivula amehlo ngethemba kuthi namathonga akithi ayajabula ukuthi ngilandela umuntu ofanawe muntu okwazi okwazi kukhuluma nonembeza ngibuke izinto ngeso elibanzi Ngiwethulela isigqoko amakhehla akwembethe IMPUNGA👋👋
@pnkxaba
@pnkxaba Год назад
Siyabonga Mpunga yeSizwe
@INkosi_Sandile
@INkosi_Sandile Год назад
Isihlabelelo 183 🙏🏾
@muzimzih3611
@muzimzih3611 Год назад
Washaya mpunga abaning abayinambithisisi leNdaba kaShembe ukuth ungukuphila
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Inkinga uShembe usuke wathatheka njengesonto ngenxa yokuqoqana kwezinkumbi zabantu ezilalela futhi zihambe ngokwenkambiso yemfundiso kaShembe.kanti empeleni uShembe kalona isonto kepha uyindlela yokuphila kwethu things "Ndlu" emnyama.
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Absolutely!
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 Год назад
Injalo indaba
@zanokuhleblessing1568
@zanokuhleblessing1568 Год назад
Shembe is the way❤
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Kunjalo impela bafo!
@NondumisoNelly-ei2dm
@NondumisoNelly-ei2dm Год назад
Waychazakahle
@ShahidImran-j3x
@ShahidImran-j3x 3 месяца назад
Ijulile nkosiyami syabonga
@SibongileNgcobo-l5o
@SibongileNgcobo-l5o Год назад
Aaaaammmeeenn Ngcwele
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
UGAGA INDLA MHLATHI PHUNGA ELIHLE🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏
@nkosikhonandlela1114
@nkosikhonandlela1114 Год назад
Ay ubujule kakhulu ke la khehla lami, lendaba kaShembe imbulwa kuwe uma unenhlanhla ngampela
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
wavele wagequla amagula ke lapha. Syabonga. Makwande 🙏
@nompumeleloprincess2581
@nompumeleloprincess2581 Год назад
Amen 🙏
@minenhlekhumalo433
@minenhlekhumalo433 Год назад
Mpunga le ndaba oyikhulumayo abantu abayifuni. Abantu abalifuni iqiniso.
@Shengez87
@Shengez87 Год назад
Amen
@banelezungu7058
@banelezungu7058 Год назад
Siyabonga Fuze
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 Год назад
Mina nje sengidaze inkani yobala nje but USHEMBE usekhombisile ngamaphupho ukuthi uyangidinga. Ngiphupha ngaye nsuku zonke nje
@xolanimtambo7532
@xolanimtambo7532 Год назад
Amen!
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
IMpunga🙌🙌🙌
@vusithusi4105
@vusithusi4105 Год назад
AMEN
@SwelihleMvelase-ct8qq
@SwelihleMvelase-ct8qq Год назад
Igama elithi isonto liqhamuka egameni elithi ukusonta okungukufasa into thizeni.Ngokwesintu izinsuku zeviki ziyisithupha.Ngomsombuluko liyaqala ngoMgqibelo siyaligqiba siyalivala.Isonto isonto ngoba laqanjwa okhokho bethu bebona ukuthi kukhona asebelahle isintu bafaswa kwinkolo engazi engelona neqiniso.
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
Ngiyabingelela kwi Mpunga yesintu bese ngilikhumbule ikhehla iMpunga
@sibusisosehlabela1419
@sibusisosehlabela1419 Год назад
Inkinga lana asifundiswanga noma sachazelwa ngoShembe sigcine sesendza amaphutha ngaloko,ngifakazelana nawe mawuthi Amathongo Uma akuthandile ayakwembulela ngoShembe,loko kuyenzeka kimi ngeyibonakaliso kepha angicondi kuthi kumele ngendzeni kuloluhambo.
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Uma uShembe umembulelwa ngezibonakaliso kubalulekile ukuba usondele kuye ngoba kukhona ukphila kwabalele phansi kothuli lomhlaba
@melusigcabashe6379
@melusigcabashe6379 Год назад
Ayikho Lento oyikhulumayo today kwayona inkosi Unyazi igadwa ngazo isibhamu futhi nothing wrong ngesibhamu njengoba emhlabeni sekunjena ubugebengu uzozivikela ngani
@siphesihlemchunu5979
@siphesihlemchunu5979 Год назад
😂😂Awuzizwa ukuthi uthini Bhuti.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Awuphinde umlalelisise Khehla bese uphawula.
@melusigcabashe6379
@melusigcabashe6379 Год назад
Umuntu right yokubeka ubono ngedlela abona ngayo or engizwe ngayo ngeke ngibhale into ethandwa inina
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
@@melusigcabashe6379 😂😂 Cha kuyezwakala Khehla lami alikho elibi.
@maroxmysta
@maroxmysta Год назад
Impungaaaaa....onamadlebe uzwile. Sibonge mkhulu hhayi uhambe kakhulu Lana kule video
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Ugequla amagula impela uyemuka.
@Ninabesilo
@Ninabesilo Год назад
Nawa amazwi okuphila
@boboshanty7
@boboshanty7 Год назад
Sawubona Mkhulu, asibonge impilo neyibusiso. Ngino mbuzo lana Mkhulu, ngithole ucingo lana kule viki eliphelile elibuya kuMalume, uthi uphuphe uMama ecela itiya noma limnyama, kusho ukuthini lokhu.?
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Khukhona ekumele nimenzele kona
@boboshanty7
@boboshanty7 Год назад
Sawubona Mkhulu ibonga impilo nezibusiso inthi usasigcinile. Mkhulu angizwakahle yini okumele kwenziwe?
@zandilenxumalo1205
@zandilenxumalo1205 Год назад
✨✨✨✨✨✨👏👏👏👏👏👏👏
@SolomziSiko-bo4gs
@SolomziSiko-bo4gs Год назад
Enkosi mpunga Yesintu
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 Год назад
uShembe uwukuphila, emhlabeni nasemaZulwini.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ingabe lokho ukuzwe ngo Jehova UNkulunkulu?
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 Год назад
@@vusimngomezulu2500 yebo
@ayandantombela
@ayandantombela Год назад
​@@sibonisomthombeni6651 Umngomezulu unenkinga ngesintu sethu.
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 Год назад
uShembe uMvelikuqala uQamatha uThixo uModimo uMdali WEZULU NOMHLABA
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@mzilangwenkosi3533 Ibhayibheli lithi uJehova UNkulunkulu nguye Umdali wezulu nomhlaba, Psalms 24:1-2,Revalation 4:11, futhi uJehova nguye yedwa UNkulunkulu weqiniso, Isaiah 42:8,1Corintians 8:5-6.
@mbothosiyah696
@mbothosiyah696 Год назад
Usho egqoma iPiki, Usho embe. Bathi uShembe. Is that too graphic?
@Userde989
@Userde989 Год назад
Ayikho ke leyo oyishoyo
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
👏👏👏👏🙏🙏🙏
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
IMPUNGA
@mthokozisimthembu1160
@mthokozisimthembu1160 Год назад
Qadi kodwa inkozo yakho siyoyizwa nini
@boboshanty7
@boboshanty7 Год назад
Nhliziyo yothando nezibusiso mkhulu masibonge impilo. Mkhulu ngino mbuzo uma ufuna ukuxumana nabakini abangasekho wenzenjani? Ingabe kumele uyekwa Shenbe na.?😊
@SwelihleMvelase-ct8qq
@SwelihleMvelase-ct8qq Год назад
Niyazi ukuthi igama elithi uNkulunkulu laphimiswa umlungu owayezosakaza inkolo yeCristianity kwaZulu nkathi engakwazi yena ukuthi 'umkhulu kamkhulu' waseylthiNkulunkulu?
@Cvx44
@Cvx44 Год назад
She be is the only truth and life yomuntu omnyama
@thembadlamini1140
@thembadlamini1140 Год назад
Lendaba ya guqa badele yafana kangaka ne kajesu, ngabe ibhaybheli balifoja? ngabe baguqula umlando wethu wesintu?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Asazi kahle Sibalkhulu,kepha ngake ngezwa inkulumo ethi ibhayibheli kwakuwuhambo lomuntu oMpisholo,kuthiwake abaqoneli bafike bazipha iskhathi basiqondisisa babe sebeyobhalake sadayiselwa loJesu ongeyena owakithi,ngeke siphike ukuthi wayekhona asazi,kodwa akayena owakithi.
@melusigcabashe6379
@melusigcabashe6379 Год назад
Lento oyikhulumayo into engekho khon abantu Nazareth abahluphekayo khona abantu abangowona Nazareth rich why pho kunjalo mina I believe Mveliqandi ongabonwa yes Shembe naye uthunyiwe Umveliqandi Lana emhlabeni akekho umuntu owaziyo ngepilo siyafunisela sonke if khona owaziyo ngempilo ngabe abekho abantu abahluphekayo
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Angithi uyasho naye ukuth abantu abakholela ku Shembe basuke bafune ukuth uShembe abenzele konke bese balahle usiko lakwabo. Kanti uShembe is just a link between wena nomsamo wakini. Coz vele umsamo isizinda sempumelelo yakho.
@nqobilekhanyiswa4371
@nqobilekhanyiswa4371 Год назад
UShembe akacebisi abantu, umuntu ucebiswa ithongo lakubo. Kphela ke uShembe angakunxenxela ithongo lakho ukt likukhanyisele,
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
😂😂 Kazi ubani othe uShembe uyathwalisa 😂😂. Kodwa vele naseskoleni kwakunjalo sasingaphumeleli sonke
@SwelihleMvelase-ct8qq
@SwelihleMvelase-ct8qq Год назад
Yazi uqinisile thina maZulu kahle kahle anaNguni sasingathandazi into esingayazi.UMvelingqangi,uNomkhubulwane,uMa Kanye noSodumo abalingiswa esibathola ezinganekweni zabaNguni ukuze oSolwazi bangalesosikhathi bekwazi ukuchaza impilo Kanye nemvelo kalula ebantwini abelusa kudala ababengasizona izazi.Kufana nalenganekwane yokuthi uMvelingqangi udabuka ohlangeni nokuthi abantu wabadabula ohlangeni nezinkomo zabo.Akusiyo into eyenzeka ngempela kodwa kwakuyindaba eyaqanjwa izazi ukuze zieuthula kalula umqondo wokuthi "konke onakho emhlabeni weza nakho khathi uzalwa".Asikaze sithandaze into esingayazi asinazo ngisho nezithixo ezikhomba oNkulunkulu,sadukiswa yiCristianity le esezihlobanisa nesiNtu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ku exodus 20:1-3 uJehova UNkulunkulu uthi singabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwakhe, kodwa nina nithi ubabu shembe unkulunkulu wenu 😭.
@precias2295
@precias2295 Год назад
Wena awusho yini ukuthi ujesu unkulunkulu wakho?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Yaz uyaxaka lomlisa wakwaMngomezulu
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea Год назад
Wena nje udakwe yibhayibheli
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​​@@precias2295 Cha, uJesu yiNkosi yethu, 1Corintians 8:5-6.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​@@sybongawiseman7565 Yini exakayo kulokhu okushiwo yibhayibheli Sybonga Wiseman?
Далее
Kunomuntu othi mina kade ngangihamba angisizakali
29:38
DR 2+2 [0727378514]
6:23
Просмотров 7 тыс.
Ushembe vs Izayoni_AD
4:34
Просмотров 2,3 тыс.