Тёмный

Kunomuntu othi mina kade ngangihamba angisizakali 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 96 тыс.
Просмотров 20 тыс.
50% 1

Kubalulekile ukunakekela ithongo lakho nomsamo wakho

Опубликовано:

 

29 окт 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 112   
@thembaduma5104
@thembaduma5104 9 месяцев назад
Awuuuu wayikhuluma indabenkulu Mpunga yesintu mfoka Mbanjwa ngkuzwile mina 💪💯
@user-og7yd7ht9i
@user-og7yd7ht9i 8 месяцев назад
Siyabonga kwande uwayibeka kwacaca unezindlebe uzwe kahle danko
@normandzimande3844
@normandzimande3844 8 месяцев назад
Amen kuloko Nduna kaNdaba kwangathi usho kimi
@TheALPHAMALE5028
@TheALPHAMALE5028 Год назад
sawubona Mpunga. Hayi wase wayi beka kahle le nkulumo khehla. I took notes and definitely going back to the drawing board. You always have answers to my questions. God bless you khehla and continue to educate us
@khulemsomi1917
@khulemsomi1917 Год назад
ngyabonga Mpunga...bikhuluma nami uqobo ke lena...ngyabonga
@bonganiderrickdlamini347
@bonganiderrickdlamini347 Год назад
Ngiyabingelela koMkhulu.Ngisacela ukubuza ukuthi njengoba impilo yami yavalwa umuntu womndeni isengalungiseka yini uma kunjalo ingalungiseka kanjani.Ngoba konke okwami konke enginakho kuya ngukuya kuyashbalala.Ngiyabonga
@portiaroye4410
@portiaroye4410 Год назад
Eish Mpunga once ndiye kwi nyanga esebenza ngezilwane vele kuvaleke yonke into kum but mandiphahla bayezwa abantu abadala batsho bathi bazondenzela yonke into endiyifunayo
@bestmfanyana2295
@bestmfanyana2295 9 месяцев назад
Amen Mpunga yeSintu Hhayy izinkulumo ozethulayo zihlabahlosile. Mina ngiseNUF inkinga enginayo ngikhulele ekhaya kobaba umama washada ngesilungu manje iznto zami zijamile uma ngiphuma bangikhomba ekhaya komalume kanti nesibongo sami asicaci nomama akaphumeli obala
@siphoshi
@siphoshi Год назад
Oh mkhulu ngiyayithanda inkulumo yakho, unkulunkulu namathongo angibusisele wena. Ukhuluma nami namuhla
@nicholasnkosi4423
@nicholasnkosi4423 Год назад
Ngiyabonga Kwimpunga ngixakwe isibongo sengimdala kangaka ngisengasishintsha yini?
@BhekiBanda
@BhekiBanda Год назад
Asbonge Mpunga yesintu. Lomfanekiso sengiwubuke kwaze kwabakabili. Cha uyibeke kahle. Ukhulume waqondanisa nami impela
@SiwaConstruction
@SiwaConstruction 7 месяцев назад
Yebo baba yimi lowo Kade hamba izinyangi angisizakali izinto zam azilungi kwaqala ngiseyi ngane
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 Год назад
Free information as usual winkunzi MfokaMbanjwa ngyakvuma 🙏👌
@mpilominenhle1531
@mpilominenhle1531 Год назад
UShembe uJehova
@Azikhale
@Azikhale Год назад
Uma uwisa isihlahla shaya endaweni eyodwa... inhle kakhulu inkulumo yanamhlanje ✌
@sthabisojaca
@sthabisojaca Год назад
Hayihh yabona lena Mnewethu hayihh ishaya kude kakhulu Sbonge eMathongweni .
@johannasiphiwe8073
@johannasiphiwe8073 Год назад
Sayubona mkhulu mpunga yesizwe inkulumo leyo isho mina ,nami ngiya zibuza ukuthi kwenzenjani nginezi nkinga eziningi
@selulekolethumtshali2150
@selulekolethumtshali2150 Год назад
Mina ngiyafisa ukufika emphelandaba eyi kodw ngikude kakhulu,sekuncono selokhu ngasondelan nemfanekiso yakho eqoshiwe angisabhayiz kakhulu 🙌umenjalo mzukulu kamdumo
@user-ky1pm9th5p
@user-ky1pm9th5p 8 месяцев назад
Sawubona mpumga yesizwe sengathi nami u Phewa angisize sengihambe ngakhatha lutho izinto zami ukukhanyanga kumanje ngihlupheka enye indlela
@sibonisontanda1394
@sibonisontanda1394 Год назад
Mpunga syabonga thina ngalelilambu osikhanyisela ngaso.Inkosi ize ikubusise!Vele-ke abanye Bethu kuyangena kuyaphuma.
@nombuleloooo3259
@nombuleloooo3259 Год назад
thokoza, i am very happy i came across this video
@zamazondozama9491
@zamazondozama9491 Год назад
Ngiyabingelela Mpunga...eyi wathinta eyokubonga kwavele kwafika izinyembezi.mina ezami zinzima mpunga.kodwa ekugceneni bafika bangitshele gqo okufuna kwenzeke.ngike ngiye kumelaphi ngibuye nezimpande ngivele nje ngishaywe uvalo ngizingabaze bese ngivele ngiziyeke
@mgabhazikhwela7120
@mgabhazikhwela7120 Год назад
Mkhulu uyasivusa izizwe esimpisholo syabonga
@QueenOfSheba_
@QueenOfSheba_ Год назад
Mkhulu Mpunga 🙏 Kunzima ukukuthola ngocingo Mkhulu Mpunga..
@karabomajola5876
@karabomajola5876 Год назад
I want the name of the song at the end please
@nomsatshabalala4435
@nomsatshabalala4435 Год назад
I relate kuko konke okushoyo Mpunga Yesintu, siyabonga ukuba usizo olukhulu kangaka nam angikhuleki nsuku zonke ubuvila buza ngamandla kodwa amaphupho maningi noma ngilala i hora elilodwa kodwa angiwazi achaza ukuthini
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
🤣🤣Yey ubuvila bume ngenhla
@nombusoevelynmdakane8184
@nombusoevelynmdakane8184 Год назад
Mpunga ngicela ukubuza lekheli yase block 10Snake park Soweto uyalithola usizo khona ngoba ngihlala Soweto nami Mkhulu
@mthobisilindokuhlenyandeni3983
Kwangathi ukhuluma nami Nduna kaNdaba. Umvelinqangi akusingathe , asigcinele wena yeheeeeeenie nkosiyamie.
@amenmlitwa3120
@amenmlitwa3120 Год назад
akesithi nje impuungaaaaaa
@thembahshenge5426
@thembahshenge5426 Год назад
I'll download this video
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 Год назад
👏👏👏Iyakha lenkulumo siyabonga Mpunga YeSintu 🤙🏾
@user-lx4zw4fu8p
@user-lx4zw4fu8p Месяц назад
Mpunga yesintu ngiyakuzwa mnewethu yonke okushoyo mina ke ngiyaboniswa beseke ukuthi nginenkinga yokuthi ekhaya noma ngingafisa kangakanani ukwenza into ethinta abantu abadala angikwazi ngoba kunomfethu omncane kimi ofuna izinto zenziwe ngendlela yakhe yakwashembe manje sengize ngakhetha ukuzihlalela emqashweni kanti khona ekhaya kunenkinga yomsamo
@suthuish
@suthuish Год назад
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👌👌👌👌
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Год назад
Siyabonga Mpunga ngolwazi osiphalona yooh kunzima yimi lowo
@mlungiselelidyantyi8153
@mlungiselelidyantyi8153 Год назад
Mkhulu this speaks to me.
@nomsadeboranomsa8884
@nomsadeboranomsa8884 Год назад
Thokoza mkhulu waze wayibeka yacaca ngempela ukhuluma ngami khehla abami abafune kusizwa ngiya kuyo yonke lendawo okuthiwa bayasizakala lutho kimi. Uyedwa umkhulu ongitshele ukuthi angikhohlwe abantu akekho ozongisiza bazozenzela
@methodblackdj1027
@methodblackdj1027 Год назад
Ngcela ukubuza mpunga yesintu ngb kush ukuthini ukuphupha ugundwa inwele
@zuzokuhlmajozi423
@zuzokuhlmajozi423 Год назад
sawbona mkhulu uma ugqxila kulento oyphahlelayo kodwa bengaphenduli kmele wenze njani
@lungelomntambo5136
@lungelomntambo5136 Год назад
Pholoba, Fuze ngingabashiya kanjan Mbanjwa 🙌Mpunga eshunqa ulwazi ezinye zhlale zishunqa intuthu ngyabonga kakhul Mkhulu imina uMntambo Shepstone umfana ka gogo
@patriciamasimula8915
@patriciamasimula8915 Год назад
Thokoza mkhulu yiqiniso lelo olikhulumayo kudala ngihamba izinyanga angisizakali ngifundile nami ngikuzwile ngizozama loko okushoyo
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Год назад
Eyi Mkhulu..wakhuluma indaba..yimi onaleyonkinga..ngisho ngingalanda isiwasho kodwa ngigcina ngingakusebenzisanga lokho..ir ngivele ngenqene nje. Sometimes ngingabe ngisabuyela kulomelaphi ebengiye kuye .ngivele ngidineke nje ileyonto ..so nje angisayi kubelaphi ngaleso sizathu.
@mmmasilela7211
@mmmasilela7211 Год назад
Maye mpunga ngiyabonga ngempela ngathi ukhuluma nam ngco
@siphoshi
@siphoshi Год назад
Siyabonga mkhulu, nami ngikuloko manje but angibazi bafuna ngenze njani
@oscarnyawose2718
@oscarnyawose2718 Год назад
Unjani khehla nginekingalana ngisebenza abantu angilutho elungayo ngabe kudalwa yini sekuphele iminyaka eyisihlanu lutho solokho ngangena kulomsebenzi akuhambikahle
@lindonjabulo1283
@lindonjabulo1283 Год назад
Mina bengicela ukubuza ukuthi Eli blue I khandlela alidingeki ngoba kuthiwa elakomalume ngibuza ngoba ngiwu mlanjwana
@phumlahlathuka7896
@phumlahlathuka7896 Год назад
Yoo wayibeka kahle ngihambe inyawo zicwele udaka kumile tsi ngakimi ngizamile shem kunini ngihamba
@maggy868
@maggy868 Год назад
Cha, uyibeka izwakale mkhulu Siyaz'bongela dlozi
@thatolulamo2040
@thatolulamo2040 Год назад
Siyabonga mkhulu kodwa nginombuzo Uma unesichitho bese you go and Consul they they tell you that abantu abadala bakude nawe ngenxa yesichitho then you go ke manje ufune usizo ungalitholi kwenziwa njani ke lokho?
@preshmpumie6742
@preshmpumie6742 Год назад
Aykhona ngangithi nginenkinga ngedwa ekthandazeni njalo
@khanyisasduna8238
@khanyisasduna8238 Год назад
Kunzima impela mkhulu, kumanje ngibheke ukwenza umsebenzi wokwembula ingubo ekhana ivela kuwona lonyaka🤦, sengihlupheke kangaka!!! kuhle kakhulu ukuba yinazaretha 🙏ziyaqaqeka izinto
@molebohengmohlakoana2864
@molebohengmohlakoana2864 Год назад
Kunzima ngendlela yokuthi ngifisa ukuthi zange ngaqala ngathi ngilungise into engiyiphiwe ngoba kunzima angifiki lapho kufanele ngabe ngikhona manje kunzima ka khulu
@akhonamqhakama7030
@akhonamqhakama7030 Год назад
Ameni Khehla ukhuluma nami ngqo
@kwenzamillicent9923
@kwenzamillicent9923 Год назад
Siyabonga mpunga ngemfundiso
@landiwemapapu211
@landiwemapapu211 Год назад
Ngiyabonga mkhulu bengicela ukubuza nxa kuthiwa wembathiswa inkunzi malanga yesilwane soze uphumelele ngisho ufisa nxa ukhanyisa amakhandlela uphahla bayakwazi na ukusondela abadala noma bayavimbeka sengihlupheke kakhulu mkhulu ngiyabonga
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣Eyokuthandaza yona
@powerbase9552
@powerbase9552 Год назад
Thokoza Mkhulu Siyabonga kakhulu
@nomzamoshebi3373
@nomzamoshebi3373 Год назад
Mina ngiyaphila gngiphuphakunakahle
@ClementKumalo
@ClementKumalo 2 дня назад
Thokoza mkhulu mina ngingomunyeosehambengingasizakali, sesilahlekelwelangomuzi kababa ngobaubhaliswe ngegama likamamaayemthethe,,kuyenzekalokhona?
@johnndawonde711
@johnndawonde711 Год назад
Ngibingele iMpunga yesintu: ngihlushwa ngamaphupho engingawaqondi asho ukuthini, futhi sengiphupha ngivuke ngingasakhumbuli lutho, kumnyama emaphusheni ami ngathi kusebusuku futhi ngiphupha zonke izinsuku. Ngyasebenza kodwa angiyiboni inqubela phambili, angiganiwe futhi akukho okuyaphambili sengihlezi ngikhathazekile
@nombuleloooo3259
@nombuleloooo3259 Год назад
the example of a tree 🤣🤣🤣 its vaar! we are all over the place
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 Год назад
Mkhulu. Manje lamakhandlela uyawacima Uma uqeda ukuphahla ngawo noma wenza njani
@winniezondo6436
@winniezondo6436 Год назад
Ngiyabingelea baba ngicela ukubuza uma kuthiwa uhlushwa amanzi amnyama akulungi lutho singawakhipha kanjani
@busisiwedube2056
@busisiwedube2056 Год назад
Waybeka Baba kunjengoba nje uybeka kwande bo syabonga ukudodiswa 🙌🙌👏👏inamandla ke le oyshoyo qhubeka njalo💪💪💪
@mneliswamzobe3457
@mneliswamzobe3457 Год назад
uyabongeka umsebenzi wakho mpunga yesintu uwusizo olukhulu mhlambe kumele usichushise ukuthi umuntu uba Kanjani imember yempunga yesintu TV ekutheni umuntu ofisa ukuthi Kube khona akufakayo ngenyanga noma uR10 ukulekelela ichannell ukuze ikhule
@BongumusaKhuzwayo
@BongumusaKhuzwayo Год назад
Mpunga kmele umuntu athole lesiwasho esihle kangaka owasinikwa uMkhulu Phewa😀
@nzwakelekadube5207
@nzwakelekadube5207 Год назад
...wayibeka mkhulu yacaca bha njengonogwaja ugijima ehlungwini....leYokuganwa ibalulekile kakhulu
@samkelemepho1116
@samkelemepho1116 Год назад
Kkk iyangihlekisa kakhulu le eyokuthandaza nsuku zonke, nami angithandaz nsuku zonke
@nombusocele3229
@nombusocele3229 Год назад
Angibingelele, Mpunga yesintu.lesihloko sithinta mina uqobo.
@nowanqubekongidi357
@nowanqubekongidi357 Год назад
Thokoza Mkhulu, cela ukubuza ngingayithola kanjani ingoma lena ovala ngayo ethi "wedlozi lami" ngiyayithanda kakhulu
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
Thokoza Mkhulu 🙏 Ukhule njalo
@khabosannie5896
@khabosannie5896 Год назад
Ha impunga yesintu ngiyakuzwa ngihamba kangaka iqiniso eliphelele
@lindiwenkwali9714
@lindiwenkwali9714 Год назад
Camagu mkhulu nam ndiyazicelela bandla umkhomba ndlela wempilo yam ynke iphela kba izinto zam azihambi kakhle,ndine 5yrs oko ndazama idivorce akude kuphumelele kungujikelele ngqu akude kufike la ngifuna kufike khona ngicela usizo bandla kuya nginzimela kakhulu Kona manje
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 Год назад
name of artist and song title for the song at the end 🙏🏼🙏🏼 meaningful beautiful song .
@khabosannie5896
@khabosannie5896 Год назад
Ngathi mkhulu usho nkimi 😭😭
@kwaneledamoyi2347
@kwaneledamoyi2347 Год назад
Sawbona makhulu wempunga. Ndinombuzo olula kuwe onzima kum. Lombuzo kungenzeka nabacinga bayawazi kungenzeka batsho ecaleni. Umbuzo uthi? Uzalelwe komamalume kodwa ithongo elikwembethe gogo kamawakho. Salukazi sasekhaya Khabobomama. Xawfuna ukubonga ubonga phi? Ndiyacele ukhe undiphendule apho ngoba sewude wanomuzi ngaphantsi kwesisekele sakomalumi hayi kini. Ngoku uvikelwa stereck Khabobomama yiso salukazi kumnyama kumnhlophe noma sekubimvu. Kumele ubongephi khumbula mhlawumbi wagcina umncane khona. Mkhulu Mpunga ndiyolinda umfanekiso. Andikhulumi la ngomntu angazi uvikelekaphi he e.
@thandiwenkolongwanabongeka4421
Molweni mpunga hayi wayisho lethetha mna ndicela undicede hle plz plz
@nkosingiphilesamke4454
@nkosingiphilesamke4454 Год назад
Ay kunjalo mkhulu
@thuthukanishezi3789
@thuthukanishezi3789 Год назад
Uthini uma uthandaza njalo😂😂😂
@emmahsenze735
@emmahsenze735 Год назад
Nami ngingomunye ongasizakali kuvaleke yonke into nenhlanhla ivalekile kwaphela no msebenzi ne business engilizamayo ayikho into eqhbekayo ngicela usizo
@wendydlamini3340
@wendydlamini3340 Год назад
Yooh ngatsi usho kim😭😭😭
@phumezakhonzeka9570
@phumezakhonzeka9570 Год назад
Sawubona Mpunga. Yonke lento uyithethayo apha kule video utsho kum,ndizamile for 23years ndifuna umsebenzi akulungi tu sendize ndayeka nokuwufuna ngoku ngoba umuthi awusebenzi even iziwasho azisebenzi kum.
@sphamandlatrevor2495
@sphamandlatrevor2495 Год назад
Mina mpunga uwena umuntu ozonginika izinto zami isphiwo sami sisezandlenizakho no babu sphiwo sakhe ngisebenzise iziwasho zakomjoka angabona ama filimu okungihlekisaka khulu awusali ezibonakalisweni zami if kunamanazaretha lapho uzovela nawe kuningi esengikuboniswe ngawe inkinga ukuxhumana angikutholi ngisho kwi mbhizo angilitholanga ithuba
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 Год назад
Ijule kakhulu lenkulumo Mpunga
@mariamoagi1759
@mariamoagi1759 Год назад
Manje inhloko yekhaya makuyiyo engigangelayo ke?
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 Год назад
'Angifuni ukuzenza ungcwele-ngcwele.'🤣🤣🤣
@intombiyinyekwangwenya3952
@intombiyinyekwangwenya3952 Год назад
Isuke ikuphi mkhulu inkinga if uhamba koda ungasizakali
@siphosithembisongubane8960
@siphosithembisongubane8960 Год назад
Ngicela ukuza mina ngizalwa abazali ababili ubaba ungokwa Ngubane kanti umame ungokwa Dlamini, manje inkinga ekhona ngikhuliswe ubaba nomame behlala ndawonye kanti bahleli nje abakaze bakhiphelane lutho thina nje sithi bahleli ngokomthetho... Manje ngisanda kuthola ikhaya lakomalume bangilandisa yonke indaba yokuthi ubaba ongizalayo akakhiphanga lutho manje Mpunga yeSintu kumele ngenzenjani
@zinhledlamini4587
@zinhledlamini4587 Год назад
Wena ubhekwe idlozi lakomalume,
@siphosithembisongubane8960
@siphosithembisongubane8960 Год назад
Ngiyezwa we Zinhle bt nakhu futhi ngicela ungilaphe kukho noma ngikhuliswe uyena ubaba , ngoba mina ngikhuliswe uyena ubaba ehlala nomame futhi ngizibiza ngesibongo sakhe ngaze nganqhuma umunwe ngaze ngashadelwa ngibiza lesisibongo Kodwa izinto zami azihlangani ngoba nomshado wami unezinkinga kumele ngenzenjani ukukhayisa impilo yami
@zinhledlamini4587
@zinhledlamini4587 Год назад
@@siphosithembisongubane8960 vele kuzoba nezinkinga ngoba ubiza idlozi elingakubhekile, kodwa phela angeke ufele izono zabazali. mhlawumpe kmele uqale ngo kuphahla, uma uphahla awubizi izibongo uzocela nje ukukhanyiselwa.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
@@siphosithembisongubane8960 Kuzwakele Mbomvu,ukuthi ngoba awusavezanfa ukuthi basaphila yini abazali.kodwake kuzwakale Kulula okwakho ngoba sewuthole nekoMalume,okwakho nje usembangweni weThongo odalwe ukukhuliswa ngesisekelo esingafanele ngoba abazali bakho babekipitile(ngixolise ukusho kanje) ngakhoke wena Bantwana buyelani koMalume kumele uyophandlwa ebese kubikwe nokuthi sewuze waganwa wathola nabantwana bephandlwe nabo ekoMalume.bese uphinde uthole enye imbuzi yokushweleza wena,uphinde unshwelezele noMama wakho ngokuyoziganisa ngaphandle kwezimfanelo enye imbuzi leyo. Wena ubiza ikoMalume bakho ngokuphelele nje qha.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
@@zinhledlamini4587 Uboke ucinge umfanekiso weMpunga okhuluma ngokubangwa yiThongo cishe uzosizakala
@duduzileduma8506
@duduzileduma8506 Год назад
Ngicela ukubuza ukuthi uphahla kanjani
@delisilengali6076
@delisilengali6076 Год назад
Khula Mnt'omdala 👏🕯️🕯️🕯️
@ukukhanya_kuyeza
@ukukhanya_kuyeza Год назад
mina ngfisa ukwazi ukuthi Amakhandlela kuyimpoqo yini ukuthi kumele abusiswe? noma uwasebenzisa enjalo ephuma estolo
@larsPsa
@larsPsa Год назад
Sawubona mkhulu mpunga. Ngicela kubuza kuthi izibani kumele uzisebenzise njalo noma kanye bese uyazi beka?
@lwandleduma1933
@lwandleduma1933 Год назад
Mpunga yesintu asthembe uyaphila. Bengicela kakhulu mfwethu nginenkinga ngavalwa umuntu owayengenzela amagobongo nengubo so konke kumile so cela ukuwenze video ukuthi umuntu okulesimo engasizakala kanjan
@paulmlambo5095
@paulmlambo5095 Год назад
Sifunda lukhulu laykhaya🙌
@musawrnkosi45musawrnkosi63
@musawrnkosi45musawrnkosi63 Год назад
Mina sengihambe ngadela akulungi ngu mama Thembi
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
Uyakwazi yini ukusiza noba umuntu uma engasebenzi?
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 Год назад
Impunga
@annamabena4489
@annamabena4489 Год назад
Siyabonga Baba uNkulunkulu asigcinele wena neThongo lakho
@nkululekotshuma9394
@nkululekotshuma9394 Год назад
Sanbonani mpungayesintu umsebenzi eniwenzayo muhle uyaselapha enqondweni siyabonga
@normamabhena2580
@normamabhena2580 Год назад
Kuyabongeka avulekile amehlo ami thokoza khehla
Далее
Uma kunethuna kini uShembe uyamdinga
29:50
Просмотров 7 тыс.
IZITHUNYWA ZAMANZI, EZENTABA NEZOMOYA
23:23
Просмотров 71 тыс.
UKUXOVEKA KWEKHAYA (UMSINDO)
16:34
Просмотров 2,4 тыс.
okujulile ngeladi lasentabeni, olwandle nasemfuleni
17:26
Imali Esheshayo (the safe way) - Dr Ayashisa Amateki
15:41
Ukuphakamisa  inhlanhla ngendlela eqondile
20:56
Просмотров 13 тыс.
Babu Dokotela Tv   |    Seven Head Snake
20:43
Просмотров 16 тыс.