Тёмный

Umculi UProfessor Uthuke UTshatha no Dj Sgqemeza - Fusegani!! Ninomona 😮😥💔 

ZWIDE MEDIA TV
Подписаться 109 тыс.
Просмотров 34 тыс.
50% 1

Umculi uProfessor uthuke abasakazi bo Khozi fm ethi banomona abafusege
#Khuzniijele
#Tshatha
#Djsgqemeza
#Professor

Развлечения

Опубликовано:

 

31 дек 2020

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 141   
@badistributors7930
@badistributors7930 3 года назад
Kuyavotwa phela Professor, ukuthi idlalwa kakhulu akusho ukuthi izowina automatically
@sihlemilton6174
@sihlemilton6174 3 года назад
Cha ubhimbile prof ugade ungabhimbi nasemculweni wakho
@cebisilemchunu5970
@cebisilemchunu5970 3 года назад
Inkinga ngomuntu omnyama la, abasakazi bebesemsebenzini bafunde abakunikiwe, bhuti wakwa Langa kusebenza ivoti la ukhuzani simvotele kakhulu futhi nawe ngabe wenze njalo ngoBig Zulu wakho. Anisiyeke thina ukhuzani ubengalali enxenxa amavoti all over manje akajabule usebenzile futhi siyaziqhenya ngaye. Uma kubuhlungu kuwe lokho nxese. Kwa Guqa kula uzosithola khona.
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 3 года назад
Kazi wabenzani u Maskandi ave bewenyanya
@ciabonga5423
@ciabonga5423 3 года назад
Kudlalwa ngabasakazi kshukuthi usazolokhu ebathukile mnyaka yonke ngoba thina maskandi syavota and asikhethi kuthi nglandela liphi iqhawe asisho nje ngomlomo kphela kuth ingoma syayithanda
@mandlavezi1053
@mandlavezi1053 3 года назад
Aaah Professor akufan nawe lokho.Ukuty idlalwa phesheya akusho ukuty bazomvontela bona yithi esivotayo hayi bona.Amabhinca ayavota awahlali komaReustorent,abadli maBerger namaBhodlela o R5000,amabhinca adla inhlonko bese ezishaye iBeer bese kusala inqwaba yemali bese eyavota,noma edayse inkomo or imbuzi evote
@mbonisenickhumalo2189
@mbonisenickhumalo2189 3 года назад
Akakhiphe eyakhe u prof eze nayo simkhombise kuthy ningobani silivotele ijele thina hhay kancane
@zandiletshazi9776
@zandiletshazi9776 3 года назад
It shows who has real and loyal fans. Kuyavotwa
@ntombifikilepetronellamkhw3760
@ntombifikilepetronellamkhw3760 3 года назад
Indeed
@bhekithembamhlengi890
@bhekithembamhlengi890 3 года назад
Uyagula ke lo phela bafunde okubhaliwe abasakazi, inkinga kaProffesor ukuthi akaphinde nje ahlukanise unyaka akafusegi
@marvinmwelase96
@marvinmwelase96 3 года назад
Ukhombisa ukungafundiseki noma I ndlela osuphelelwe ngayo awnanhlonipho wena njengoba wawuke uwine wawuwiniswa abasakazi eyi awukahle kancane ukuphuphela kwabanye abantu
@dlamininqobile1306
@dlamininqobile1306 3 года назад
Siyambongela uKhuzani mina ngithanda iGcokama hhay uKhuzani kodwa ngithi mina ubanjwe ngophondo uMdumazi ingoma kaMdumazi binamandla kakhulu lengoma okudlula lezingoma zombili kodwa ngoba kwenzeke intando kaTshatha kulungile
@sifisomkhwanazi700
@sifisomkhwanazi700 3 года назад
Nawe mfwethu usefana no Profesor lona othuka abasakazi, sonke siyazi ukuthi kwakuthunyelwa ama emails azohlunga izingoma ezizovotelwa ku top 10 sonke siyazi uZandla ezincane umkhaya akanabo abalandeli abedlula abakaMthandeni nabakaKhuzani okusho ukuthi awenelanga ama emails ayefaka ingoma yakhe ku top 10
@dlamininqobile1306
@dlamininqobile1306 3 года назад
@@sifisomkhwanazi700 😂😂bafo kwesinye isikhathi kufanele sike sivume madoda ungaphiki ngokuthi wena umlandeli kabani angithi uyabona mina bafo ngilandela iGcokama kodwa uma iqiniso kuyilo ngiyavuma angithi uyabona nje bafo siyavuma usihlulile uKhuzani ngithi ingoma kaMdumazi binamandla bafo hhay kancane
@sifisomkhwanazi700
@sifisomkhwanazi700 3 года назад
Ngiyavuma mfo beyinamandla kodwa ithina balandeli esihluleke ukuyifaka ku top 10
@dlamininqobile1306
@dlamininqobile1306 3 года назад
@@sifisomkhwanazi700 ngiyakuzwa Bhuti hhay kuleyethu indoda sikhale ngaphansi kwentshebe sekuyobuye kulunge zalo
@cebisilemchunu5970
@cebisilemchunu5970 3 года назад
Thatha no Zakwabo abawinisanga khuzani, but amavoti ethu thina esimthandayo amuwinisile.
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 3 года назад
Inzondo ijulile abanayo, mele besho bakweletwa malini bekhokhelwe
@dlezakheamos7892
@dlezakheamos7892 3 года назад
Uyabheda lo ukuthi idlalwa umhlaba woke akusho lutho uma ungavotanga lowo mhlaba ngiphexekile nje bengikuthemba mfokalanga
@siyabongachili94
@siyabongachili94 3 года назад
Prof. Uphambukile ngokthuka kodwa nje ay lento kaMaskandi nami angyizwa kahle kodwa-ke kuvotiwe sothini
@nqubekontuthuko4671
@nqubekontuthuko4671 3 года назад
Ayikho ngawe lento bhuti ingevoti
@xolilemasuku605
@xolilemasuku605 3 года назад
Votani phela akwenzeki ngomlomo khiphani imali votani phela
@noxolopeacefuly9675
@noxolopeacefuly9675 3 года назад
Sikhathele umaskandi
@niiko_boomker3661
@niiko_boomker3661 3 года назад
@@noxolopeacefuly9675 nikhathele ninoban wakhuluma ngath umithi wena
@nonkosixaba6662
@nonkosixaba6662 3 года назад
Khona kuyacika ngempela ngimsoli uProf kwase kuvotelwa uMaskandi kangaka manje seziyalandelana kshuthi okhozin sekukhona abalandeli bakamaskandi kphela mekunjalo asisho lutho sthile syabuka vele ukukhuluma aksizi akukho okusazoshintsha
@ISIPHOPRODUCTION01
@ISIPHOPRODUCTION01 3 года назад
Zakhala madoda awsuka sangena ku 2021 saze sawvula kahle unyaka😂😂😂
@zodwadlamini4213
@zodwadlamini4213 3 года назад
We professor wotshala ungasinyeli thina mina ngina 3 phones nengigonele iqhawe lami ubusuku nemini ngithenge i airtime ya 5000 rands khuzani uwine ngoba zivotile awuyeke wens phuza lonotshwala bakho
@xolilemasuku605
@xolilemasuku605 3 года назад
Yooo
@malunginokulunga2191
@malunginokulunga2191 3 года назад
Abarobhanga muntu otshatha ugangangabo kuvotiwe uye onomona😆😆😆😆
@mandlandlovu2311
@mandlandlovu2311 3 года назад
uwrong uprof akakwazi ukuthuka abasakazi kabuze kugcokama uba kunjani ukutalabha abasakazi
@luthomaxsimelane5676
@luthomaxsimelane5676 3 года назад
Kuyavotwa lapha ukuthi ingoma yakho idlalwa kuphi akusifaki thina ...okokuqala lengoma bayiphuphisile ngalama challenge angasile... iphi iJohn vuligate yaphupha nayo Akeme kancane nje uProfessor uBig Zulu uvumile. Up Khuba 💙💙
@sifisomkhwanazi700
@sifisomkhwanazi700 3 года назад
Bengifisa kuwine uBig Zulu kodwa kukhulume ivoti uTshatha noSgqemeza akukho abebengakwenza ukushintsha ama result bekumele bewakhiphe ngoba enjalo ngakho ke angicabangi ukuthi umculi osekhule njengo Prof engathuka abasakazi ngento engekho kanjena
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 3 года назад
Ukuphapha nje okumphethe lowo
@thobilemncwabe5063
@thobilemncwabe5063 3 года назад
Kanti ibona yin abasakazi ebebevota?uyagula wen Professa kuyasho usuphuphile
@akhonamb3760
@akhonamb3760 3 года назад
Mina ngangiyithanda le ngoma ka Big but inezindawo ebuye ingafundisi kuzona nje kakhulu ke futh kuya vote makhelwane wami waseZingolweni akuyi ngokuth ingama yakho i dume kanjani
@makaazo8365
@makaazo8365 3 года назад
Uphethwe umona akayeke abasakazi basazothwala kanzima ungene umasikandi 💪💪
@linahlekgeu5505
@linahlekgeu5505 3 года назад
Ngyambongela uKHUZANI❤👊👍
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 3 года назад
Kukhulume ivoti
@ayandanciki6381
@ayandanciki6381 3 года назад
Yebo idlalwa umhlaba wonke umbuzo bayvotele yini labo Bantu baydlalayo or bayaythanda yini may be bachitha nje isthikthez ngoba thina siyvotele indlamlenze nd sisazoyvotela futh next year
@nokubhakadakushumayelamhlo5492
@nokubhakadakushumayelamhlo5492 3 года назад
Kodwa uProfessa uzwakala indlela akhuluma ngayo kungekhona ukuthi ubethuka uTshatha noSipho ngokweyisa noma e-serous kodwa yindlela yokuzikhulumela nabantu obajwayele futhi udlulisa ukunganami ngokwemiphumela ephumile ukade uyilindile bese ifika kuwe uthole ukuthi uhlulekile. #umbono
@thulaniskinmdluli350
@thulaniskinmdluli350 3 года назад
Uyagula loprofesa wenu akafundisekilenje ingqondo akanayo
@ntombifikilepetronellamkhw3760
@ntombifikilepetronellamkhw3760 3 года назад
Udakiwe lo!
@phakamanimlangeni7731
@phakamanimlangeni7731 3 года назад
Musa ukusijwayela kabi wena buso obufuthwe chemical kabhiya abasakazi bafunda abakunikiwe
@njomsingabadi2122
@njomsingabadi2122 3 года назад
Ibhedile impela iBudha Prof phela kuyavotwa yona imnandi impela ingoma kaBig Zulu ukuthi nje ibuye ikhulume isngisi lesi esingasizwa thina lol Big up to Ijele
@tshanigcwensa581
@tshanigcwensa581 3 года назад
Sokunyanya we ndoda
@sibonisodumakude7236
@sibonisodumakude7236 3 года назад
Gud gud proff laba bazophusha I agenda yabo yobufarm Boi on a National radio station nxii Why kungathiwa akavote once umuntu per person the rest wont count coz kune robhani la hidden scam nxii
@philisiwendwandwe2219
@philisiwendwandwe2219 3 года назад
Kodwa ngo Professor bandla
@mbongisenizibani8529
@mbongisenizibani8529 3 года назад
Wayesangana
@xolanilungisani6568
@xolanilungisani6568 3 года назад
Ilobutshwala abudlayo mhla baphela egazini aboshutha I video astshele ukuthi ukhala ngani. Yena wavota noma walibala yibo utshwala
@shortbase7404
@shortbase7404 3 года назад
Kuvotiwe kona kodwa ai cut cut kuyayiwa lapho kuyiwa khona
@luckybonginkosi2103
@luckybonginkosi2103 3 года назад
Cha professor wrong ukubathuka kusho enye into 🚮
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 3 года назад
usuyaphupha yazi mfanaaa
@samkelosibiya2700
@samkelosibiya2700 3 года назад
Why ungayipostanga levideo axolisa kuyo uProfesor??
@onkegoodwell4116
@onkegoodwell4116 3 года назад
awuculi ngani wena dodi
@philisiwendwandwe2219
@philisiwendwandwe2219 3 года назад
Professor wenze kahle waxolisa
@andilephephetha8505
@andilephephetha8505 3 года назад
Bekufanele avote lo professer wakhona
@andilephephetha8505
@andilephephetha8505 3 года назад
Yazi awulilandelanga igama lakho lokuba ngu prof
@lettybiyela1665
@lettybiyela1665 3 года назад
Ubephuze I sanitize ubhuti uMkhonzeni Professor Langa
@celimpilobuthelezi2111
@celimpilobuthelezi2111 3 года назад
Yashaywa mpela lengoma KaBig zulu kodwake udibene kabi wadibana nabanye amabhinca ayaliphusha ivoti not kancane
@Nenenation
@Nenenation 3 года назад
Injalo proff
@oscarnyathi2453
@oscarnyathi2453 3 года назад
Professor akufani nawe ke lokhu ...nkunzi xolisa nje...
@nhlanhlangcobo1960
@nhlanhlangcobo1960 3 года назад
Bekuvotwa Mfoka Langa rest. Kodwa uKhozi ngathi lungathola abantu abasuke bengakuvezi ukuchema njengo Mkhaya uTshatha. Ngoba noma yini ezinsolo ezovela izokhomba yena ngoba kuwine uKhuzane. Bese ngithi eMzansi akubalulekile ukuthi wenze kahle kangakanani kuyangokuthi uthandwa kangakanani lokhu okubheda kakhulu okutshengisa nokuthi asiphusile kangakanani
@sithembisondwandwe7424
@sithembisondwandwe7424 3 года назад
Kuyavotwa
@skhumbuzomakhathini1515
@skhumbuzomakhathini1515 3 года назад
Ubenze kahle vele impilo yokuchamisa abantu impilo yakhona lana emzansi ongaboni oyimpumputhe banomona ikhohlakali zabasakazi ogombela kwesakhe
@nobuhlegumede9856
@nobuhlegumede9856 3 года назад
Ay ubhedile xem mfoka Langa.oTshatha badlale ingoma evotelwe abalaleli bo uKhozi , aykhethwanga ibona. Next tym kyoksiza ukuvota uyeke ukthuka abantu
@lwaziradebe5070
@lwaziradebe5070 3 года назад
udakiwe loh animboni yini
@xolilemasuku605
@xolilemasuku605 3 года назад
Engadlalwa but kukhuluma ama vote shitshan indlela yokwenza abakopele komaskand banabalandeli laba bantu
@senzobiyela9151
@senzobiyela9151 3 года назад
Professor segula ngekhanda kanti ukuphupha kudlala ngaye
@jozinitv1061
@jozinitv1061 3 года назад
Ube wrong ke Professor la
@philas.a3306
@philas.a3306 3 года назад
Yahlanya lo
@ntonhlemahlaba7834
@ntonhlemahlaba7834 2 года назад
Aksebenzi amavoti kulento I fraud idla lubi nokudiza wabathuka kancane baphinde futh le msoon iyalamba ithatho R5000.00 bedizi nobubi.
@mfanafuthimthembu9036
@mfanafuthimthembu9036 3 года назад
Ay kumnandi ukuba seMzansi, yaz abantu abazi. Sengivele ngazifindela ama-comments, and isisho esithi angeke ubanelise bonke abantu ngoba awuyona imali, sishaya khona. Uma sekuyisikhathi sokuthi kufakwe izicelo zengoma ezohlukanisa unyaka, umsakazo uyamemezela ukuthi kuthunyelwe ama-emails, after that bese kuyavotwa...isobala nje lento nkosi yamii. Abantu abahlunga izingoma akubona abasakazi...but abantu ababheke loyo msebenzi uZanda Mthembu noKhetha Gwala. Angazi uProf. udidiswa yini ngoba uyayazi iprocess yasemsakazweni ngoba naye ungumculi.
@khumbulanihopo3858
@khumbulanihopo3858 3 года назад
Cha bo,kuvotiwe lana,akuyi nokuthi waziwa kuphi,ubani kodwa kukhuluma ivote that's all
@thulanisthire4070
@thulanisthire4070 3 года назад
Siyadina lento yomaskandi kutop 10 ngoba akusanqamuli ingoma edume izwe lonke kodwa kunqamula ingoma ethandwa amabhinca nje kuphela
@ntombifikilepetronellamkhw3760
@ntombifikilepetronellamkhw3760 3 года назад
Votelani ingoma leyo esuke idumile... Kukhuluma amavotii bakithi, stop making excuses!!!
@thulanisthire4070
@thulanisthire4070 3 года назад
@@ntombifikilepetronellamkhw3760 Mina ngiyawthanda umaskandi kodwa akufanele ungene kutop 10njenge gospel kumele ungene uma INGOMA isidume izwe lonke njengovan damme no shwi izingoma ezazidlalwa nasevenda ,lena eyenzakalayo yenza umncintiswano ungasabi umnandi
@xolilemasuku605
@xolilemasuku605 3 года назад
Kuyavotwa phela nani anovota if ingoma niyithanda
@lethokuhlesunnyboy2702
@lethokuhlesunnyboy2702 3 года назад
@@thulanisthire4070 Nginawe kuleyonkulumo ✊
@msawenkosimbatha4846
@msawenkosimbatha4846 3 года назад
Kodwa ngathi uyadlala 🙄🙄
@curiousk4083
@curiousk4083 3 года назад
Obani lababantu 🎵🎶 uProfessor. Happy new year 🎉
@sthandiwedlamini389
@sthandiwedlamini389 3 года назад
Why uthukana iphi inhlonipho bhudi khula
@celimpilobuthelezi2111
@celimpilobuthelezi2111 3 года назад
Ngeke abantu bakhalele ukut bekumele kuwina ban bayakhohlwa kut kukhala ivoti lapha awuwin ngomlomo nam nje ingoma kaBig zulu bengithanda kodwa if amavoti ayo engafikanga kulevel yokuwina akukho phel okungenziwa uProffesor nje uzenze ingane kwayena bekumele akhiphe imali avote avotele imali eningi
@thandekanyandeni1859
@thandekanyandeni1859 3 года назад
Uyaphapha Professor nobuso ngath bufuthwe ngeChemical
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 3 года назад
🤣🤣
@donnats3685
@donnats3685 3 года назад
😂😂😂
@joshuamazibuko7808
@joshuamazibuko7808 3 года назад
😂😂😂😂😂
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 3 года назад
Bengavoti ngani lo awine ke u big Zulu uyahlanya loshlama
@vuyisithole9906
@vuyisithole9906 3 года назад
Kuyavitwa baba
@lusiwelucy1835
@lusiwelucy1835 3 года назад
Kuyavotwa phela u big Zulu bengeke awiniswe ukudlalwa kwengoma yakhe umhlaba wonke umfoka langa akayeke lento bekayidlile 🤣🤣🤣🤣
@bulelanimemela8329
@bulelanimemela8329 3 года назад
Ukhuzani sicela akhiphe ingoma ethi indoda akuyona i ATM sophinde simvotele ukhuba
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA 3 года назад
😂😂😂😂
@mqondisifakazi7012
@mqondisifakazi7012 3 года назад
Khuzani+Tshatha=ANC n IEC
@lesleymothapo5189
@lesleymothapo5189 2 года назад
so where's the problem.
@thabanizulu3402
@thabanizulu3402 3 года назад
Ayikho into abawrong ngayo inkinga uproffesor luyamehlula utshwala kumanje ukhuluma nje uphelile ukudakwa usazozwa kthiwa sexolisile ngalesenzo lento ayenzile ifanele abantu abafana nami abangadumile beyingeke inakeke kodwa lomculi sekukaningi ngimbona edakwe exakile utshwala luyamehlula
@mazondiomnyamazondi7244
@mazondiomnyamazondi7244 3 года назад
Usexolisile🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂vede eyi kunzima eS.A kukhuluma ivoti
@thabanizulu3402
@thabanizulu3402 3 года назад
@@mazondiomnyamazondi7244 😂😂😂😂😂😂 avezphoxa
@nokubhakadakushumayelamhlo5492
@nokubhakadakushumayelamhlo5492 3 года назад
😂😂 Kodwa futhi kuzwakala sengathi ubezidlalela
@bonganincube6762
@bonganincube6762 3 года назад
Ubebudlil umfoka Langa...🤣🤣😂🍻🍺🍻🍺🍻🤣🤣
@lakhendwandwe
@lakhendwandwe 3 года назад
Uyedelela lolwabishi. Ukuthi uBig Zulu ubedlalwa phesheya akusho ukuthi sekumele awine yena lomphuphe wophrofesa engamuvotelanga uBig Zulu. Bekuvotwa, abantu abavotile bakhetha ingoma abafuna ihlukanise unyaka
@carlosmoyo6281
@carlosmoyo6281 3 года назад
Gegegegegegege fuseg
@hotmixchannelmzansi7319
@hotmixchannelmzansi7319 3 года назад
😂😂😂
@siwelesiwele2078
@siwelesiwele2078 3 года назад
uproffesor uphambukile kakhulu kumele axolise
@whowanttoknow4059
@whowanttoknow4059 3 года назад
Professor uqinisile utshatha lamasimba awenzayo ngelinye ilanga uyozisola fuseg vele
@namhlaxhakaza7536
@namhlaxhakaza7536 3 года назад
Wenake awulenzi ngani? IToilet if ubonaamasimba😕😕😕
@tatane3243
@tatane3243 3 года назад
Vele
@dumisanipallance9452
@dumisanipallance9452 3 года назад
Waze wayisiqaza Ndoda uyisiDOMU MKHULU awazi lutho kusele amaxhiwa la kuwena ubovota mkhulu uma ufuna kwenzeke okufisayo
@tatane3243
@tatane3243 3 года назад
@@dumisanipallance9452 qale ubheke phansi kwenquza yala owaphuma khona uzobona isidomu
@khulekanikhumalo5104
@khulekanikhumalo5104 3 года назад
Kodwa ivotelwa kanjan ingoma ehlukanisa unyaka , umsangano lento ,
@vikizithazulu8113
@vikizithazulu8113 3 года назад
Rest Mr Langa rest🤣🤣🤣🤣🤣
@sabelombambo311
@sabelombambo311 3 года назад
Mina ngikhaliswa ilemali eningi eyenziwa uMsakazo ngecebo likaGatsheni osale Encela izithupha
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Ubenotila lo nakhu kuzwakala iphimbo lakhe utila
@mfanafuthimthembu9036
@mfanafuthimthembu9036 3 года назад
😂😂😂😂😂😂😂😂ubani Macingwane???? uTila😂😂😂😂😂
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
🤣🤣🤣🤣
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Aw Nodada
@dlamininqobile1306
@dlamininqobile1306 3 года назад
Ngisasho namanje ngithi ngeke iGcokama libe namavote awu312000 ayikho leyonto
@joshuamazibuko7808
@joshuamazibuko7808 3 года назад
😂😂😂😂😂
@khulekilemamkhizemchunu7266
@khulekilemamkhizemchunu7266 3 года назад
Lol ei
@luckydube2627
@luckydube2627 3 года назад
Batshele professor big Zulu was the best this tym
@zamokwakhepatrick7501
@zamokwakhepatrick7501 3 года назад
Ubophinde usivezele nalapho ebexolisa khona.
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA 3 года назад
Watch the whole video don't just comment without watching first
@zamokwakhepatrick7501
@zamokwakhepatrick7501 3 года назад
Kunevideo la ebexolisa khona lomjita cz lento uyisho ephuzile so nje wena ubufuna ukugqamisa igama lokuthi ubathukile.
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA 3 года назад
Kusobala umusha kule channel kube akunjalo ngabe kade uyibonile leyo video
@zamokwakhepatrick7501
@zamokwakhepatrick7501 3 года назад
Khululeka bhuti ngimusha ngokucomment but ukuba la ngimdala kabi but akubalulekile lokho okubalulekile ukuthi lomjita uxolisile so wena musa ukuncolisa igama lomjita cz sonke siyawenza amaphutha but uma umuntu esexolisile asikho isidingo sokuthi ashaywe . Nawe ukube uyibonile la ebexolisa khona ubungeke uyenze lento uwena nje obhebhethekisa umlilo ongenasidingo.
@mfanafuthimthembu9036
@mfanafuthimthembu9036 3 года назад
@@zamokwakhepatrick7501 yooooh bhuti, nawe waze wayenza isoapie (iGeneration uqobo lwayo) intatheli ikuthulela izindaba zakamuva njengoba zinjalo, uma kukhona ushintsho olwenzekayo uzozethula futhi... kuhle komfundi wezindaba azethula ihora ngehora. Angazi noma uyangithola na!?
@jabulanimhlongo5102
@jabulanimhlongo5102 3 года назад
Bakwethu mina ngikhala ngokuthi kuthiwe itop 10 kodwa igcine iyitop9 unumber 2 angene sekuwynyaka ka2021
@mfanafuthimthembu9036
@mfanafuthimthembu9036 3 года назад
😂😂😂😂😂
@kayelihlemngadi8899
@kayelihlemngadi8899 3 года назад
Ngathi uzphuzele nje naye lo Professor wakhona 😅😅😅😅
@siyabongachili94
@siyabongachili94 3 года назад
Vele loool
@rogermkhize1586
@rogermkhize1586 3 года назад
kuyavotwa phela
@mashimanebongani7326
@mashimanebongani7326 3 года назад
Abanyabantaba voti bathi siyayidlala kuyavotwa hhay leyabo
@celaniaza79azania93
@celaniaza79azania93 3 года назад
Uright Professor ayikho lena kaKhuzani phofu ke uNgobe utya kwaMpongose
@hitmusic9291
@hitmusic9291 3 года назад
Kubi lokho 👎
@khanyikhanyinkulenkule7702
@khanyikhanyinkulenkule7702 3 года назад
Mina angithuki muntu bt ingoma ka Big Zulu idlawa umhlaba wonke jikelele
@zakesking2247
@zakesking2247 3 года назад
Ukudlalwa akusho ukuthi ivoteliwe bafe2 bekuvotwa nje
@bhekaniehlongwane2617
@bhekaniehlongwane2617 3 года назад
Uyabheda Wena professor ungathi awufindile
@mukeliweladyfare5800
@mukeliweladyfare5800 3 года назад
Inkinga ingoma ka big Zulu idlalwa umhlaba wonke kodwa inkinga akavotelwanga umhlaba wonke🤷🤷🤷😂😂😂😂
@nokubhakadakushumayelamhlo5492
@nokubhakadakushumayelamhlo5492 3 года назад
Umhlaba wonke owuyidlalayo uvele wenze iphutha ngokuthi ungabe usavota wonke futhi. Thina bantu abanye siyilahla ngokugcina sisaphotha ngomlomo kuphela nangoku posta on social media sithi iyiphi ezohlukanisa unyaka(sisho lezi esizithandayo) kodwa singa sms la okuzokhuphuka khona inumber yevoti
@siphesihlehlophe5555
@siphesihlehlophe5555 3 года назад
ubedlala umzambiya lowa
@madonselalm
@madonselalm 3 года назад
Weza iphutha leli alezile phela amabhinca ayavonta bebengeke bezelutho abasakazi ngabe uthuke Thina esivotile.
Далее
Apang katat kahai mirin | Somingam Horam
24:53
Просмотров 7 тыс.
The Day Ronaldinho Showed Zidane Who Is The Boss.
14:05
Sgwebo Sentambo etalabha bukhoma uBahubhe
1:17
Просмотров 21 тыс.
Ip Man 2 | The Boxing Competition
15:57
Просмотров 6 млн
Akawuvali Umlomo Umama Kasomahlaya uThando Mseleku
4:10
The Day Ronaldinho Became a Barcelona Legend
15:14
Просмотров 3,5 млн
Утонуть НЕВОЗМОЖНО 😱 #Shorts
0:19
Spot The Fake Animal For $10,000
0:40
Просмотров 159 млн