Тёмный

umgqumeni wapheka la /funda ukudlala i sms 

Ingcongco TV
Подписаться 987
Просмотров 31 тыс.
50% 1

sidlala ushuni webhova

Опубликовано:

 

29 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 57   
@sibusisomtehmbu1423
@sibusisomtehmbu1423 Год назад
Ay ay suka khuphuka bafo injalo nje lento ngifisa uphumelele iqhawe alihambile emhlabeni
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 3 года назад
Wuy'nkunzi mfa'wami... Liyajabula iBhova lapho likhona ngoba uphansi nangokomoya.
@khethiwempanza1621
@khethiwempanza1621 3 года назад
Khuphuka nkunzi ngyafisa nami ukuydlala intambo
@ndumisombatha3917
@ndumisombatha3917 Год назад
Ai lutho mkhulu sinezihibe esakho esebhova asnay ingwici
@siyabongachili94
@siyabongachili94 7 месяцев назад
Ilento engiyshoyo nami ukuthi mhlampe manje seryt la wayesazama,asishibiliki
@kingmahluthula7342
@kingmahluthula7342 2 года назад
Cha uyazama uBhuti kodwa leyokuthi usengafundisa Abanye ,ayi usenamawala😄😄😄
@mandlamkhize763
@mandlamkhize763 2 года назад
Cha qhubeka njalo nkabi kuyezwakala siyezwa thina esilaziyo ibhova muhle umsebenzi
@bongimpilomndaba7824
@bongimpilomndaba7824 2 года назад
Awufundise nabanye ungabinomona ngoba bani bathi bashaya ihlabo zebhova beqamba amanga
@siyabongachili94
@siyabongachili94 7 месяцев назад
Wawzama khona nkabi, kodwa kwaksashoda la
@lngubane7441
@lngubane7441 6 месяцев назад
Kazi yena uMgqumeni walithathaphi lelikhono elingaka 🙄
@mzuwakhehadebe2811
@mzuwakhehadebe2811 2 года назад
Wafunda ngokubukela kuyena nje bafo .awu uyashayimpela ntambo
@mbonisenishabalala4093
@mbonisenishabalala4093 3 года назад
Ay ngyakuzwa 2bullet udlalazona nqo ezeqhawelam mfth ngyasthanda lesosandla
@UbukaOnline
@UbukaOnline 3 месяца назад
Wenkabi ukuliphi ihostela kwangathi awukude nje
@JabuStone-t2e
@JabuStone-t2e Год назад
Ayi cha mfoka baba uyayidlala lento ngathi yilona ibhova cha qhubeka mfo
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 8 месяцев назад
1.ungathanda na 2.emagqumeni 3.jehova malusi wam
@khulekanimdlalose4254
@khulekanimdlalose4254 3 года назад
Siyakhala nkabi yizo ihlabo sithi ukusidonsa kancane kulentambo evumayo khehla sekulungile
@SmidasSms
@SmidasSms 7 месяцев назад
Qhubeka ngthanda khona loko mfwethu
@mbulelosiyabonga7184
@mbulelosiyabonga7184 2 года назад
Abe owangakithi! Mina ngiphansi le kwaXimba! Siyabonga mfowakithi wayishaya into emnandi.
@Mjakajaka1223
@Mjakajaka1223 Год назад
Ushaya yon mpela mft khuphuka njalo wethu✊
@sibusisopatrickshezi4240
@sibusisopatrickshezi4240 2 года назад
Ngifundise mfethu loshuni
@unamngwane6342
@unamngwane6342 3 года назад
Good job....cela iSms ingoma yeBhova
@unamngwane6342
@unamngwane6342 3 года назад
Usidlalele yona ngesiginci
@mthembenidlamini2416
@mthembenidlamini2416 Год назад
Into enhle iyanconywa
@philanimajola1925
@philanimajola1925 3 года назад
Hhey bafo kahlehle wena xiung xiung lapho kuthi ke ngise Japan lapha obuka lolu limu izinto zami.
@franckybiak6571
@franckybiak6571 2 года назад
🙊Ay cha uyayenza into yakho bhuti ngathi ungaqhubeka njalo noshuni weBhova cha washiya into enhle 🤗👏👏👏
@LuckyMagwza
@LuckyMagwza 6 месяцев назад
Seed wodwa
@SmidasSms
@SmidasSms 7 месяцев назад
Malini ama lessons
@ndumisosokebi2000
@ndumisosokebi2000 3 года назад
Qhawe ngicela usidlalele awuyona imali nethi bawelile
@ingcongcotv5587
@ingcongcotv5587 3 года назад
kulungile qhawe ngizokudlale
@sceloshelembe2097
@sceloshelembe2097 3 года назад
Ake siqale silungise lana. Ushuni akuwona okaMgqumeni kodwa isiChunu esasungulwa uNogabisela Xaba waseMsinga emaChunwini. IBhova likaBadudule
@thabisoinnocent6940
@thabisoinnocent6940 3 года назад
Yeka umona
@sceloshelembe2097
@sceloshelembe2097 3 года назад
@@thabisoinnocent6940 Akulona icala lami ukuth ungazi lutho ngomaskandi
@thabisoinnocent6940
@thabisoinnocent6940 3 года назад
Ubani ongaziluth ngomaskandi? Wobala mazwakho nsizwa
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 3 года назад
Unogabisela wakho udlala udoti wodwa aii ngyazaz ingoma zakhe
@doubtcele4887
@doubtcele4887 3 года назад
@@ba-kasbongiseninombalizabayeki 😁😁
@ndubanetv2614
@ndubanetv2614 3 года назад
Ziyakhala bafo
@vernonwood7119
@vernonwood7119 2 года назад
Sicela nathi Enchanga kuphume Iciko elihle, siphe Inamba bakusize, Khuphuka MKHAYA AZIKHALE
@NQUTHUENTERTAINMENT
@NQUTHUENTERTAINMENT 3 года назад
Khuphuka lapho🙌🙌 iyiph lendawo okyona lapho engfanela neRes yam
@dumisanisandile3842
@dumisanisandile3842 3 года назад
Khuphuka nkabi🔥🔥
@nhlanhlajay-jaysinama1980
@nhlanhlajay-jaysinama1980 2 года назад
Cha uyazama wena uzanaso awusishayi nje ngaye kukhona lapho ekuxegaxega khona kodwa ai uyazama bafo
@innocent3849
@innocent3849 7 месяцев назад
Lungisa lapha kuloshuni yale ngoma ethi uyangiholela bhuti
@fikilemagwaza5096
@fikilemagwaza5096 3 года назад
Khuphukapho bhova likadikadika mntekhathele ebuyokhule sihlahlasomnyezane phondo zamilenjeni zabheda
@thabangmax7505
@thabangmax7505 3 года назад
Cha bhuti uvuthiwe mfo wayithinta okwenkosi yomaskandi
@vernonwood7119
@vernonwood7119 2 года назад
Khuphuka, Mkhaya, Mina ngiKwa Ndengezi
@bukhulubenkosi2297
@bukhulubenkosi2297 3 года назад
Angath angasisetha asikenenezi kakhulu siyakhala nj kant esikamgqumeni sasisho lento ayshoyo ngampela sincinza futh
@mangalisobenjaminguma8639
@mangalisobenjaminguma8639 2 года назад
Mina ngicela izihlabo zesibhaca mgane wami
@brianngwane1513
@brianngwane1513 3 года назад
Sharp
@sfisomkhize2003
@sfisomkhize2003 3 года назад
Qhawe awusho sishunwa kanjani isginci uma uzodlala ushuni walendoda? Ikakhulukazi mawusebenzisa i app ukushuna isiginci?
@ingcongcotv5587
@ingcongcotv5587 2 года назад
u 1 ungawusethi nge app qhawe
@msawenkosimathe5490
@msawenkosimathe5490 2 года назад
Khuphuka Nkabyami. ushayile
@brianngwane1513
@brianngwane1513 3 года назад
Sharp
@shiymonamedia
@shiymonamedia 3 года назад
Ikeph la oshuthele khona mfo?
@HIPHOP-yv2xd
@HIPHOP-yv2xd 3 года назад
awu madoda hai perfect nkabi
@banelemadide2167
@banelemadide2167 2 года назад
Khuphuka nsizwa kuhle🔥🔥🔥🔥
@ndumisosokebi2000
@ndumisosokebi2000 3 года назад
Khuphuka nkosi kashuni.Thisha wethu
@khulanimoyo9174
@khulanimoyo9174 2 года назад
Up nkabi
@mbusokhulekanibiyela9301
@mbusokhulekanibiyela9301 3 года назад
Sicela inamba yakho
Далее
Новый вид животных Supertype
00:59
Просмотров 232 тыс.
uMgqumeni mhlazane eqoqa indodo yeSAMA Awards
3:49
Просмотров 52 тыс.
Nhlanhla Mtaka umhlaziyo wePolitiki
12:51
Просмотров 9 тыс.
Mgqumeni edlalwa uJaiva kwimpuzeko,  sakhala kamnandi
10:13
#Mbuzeni#Maskandinews Awukho ushuni ohlula uMbuzeni
6:22