Тёмный

Umhlahlandlela Ojulile Ngengane yakoMalume nekubo kayise oyizalayo 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 42 тыс.
50% 1

Kujulile ukuzalwa koMuntu uzokhumbula ukuthi uMuntu uma ezalwa ufika ngabantu ababili

Опубликовано:

 

5 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 175   
@bonakelemhlungu6392
@bonakelemhlungu6392 3 года назад
Mpunga ilungiswa kanjani uma yonke lento oyishoyo ibhekene nomunru oyintombazane 🙏
@thobekambatha3152
@thobekambatha3152 Месяц назад
wagcina uphendulekile yini sisi?
@bonakelemhlungu6392
@bonakelemhlungu6392 Месяц назад
@@thobekambatha3152 lutho mtakama😔
@fikiledlwati
@fikiledlwati 3 года назад
😭😭😭Eish waze wathinta into enkulu eyang'limaza empilweni, kodwa ngomusa wokhokho nokhulu nowe-Nkosi indlela ngayithola seng'dukiswe abantu begijimise imali. I respect you and your work, you one of the kind, uyaphila umsebenzi wakho 💯
@noelmasondo7818
@noelmasondo7818 3 года назад
Wagcina ulungisa kanjani
@sibusisotlhabadira1216
@sibusisotlhabadira1216 2 года назад
Thokoza . Uyilungise kanjani eyakho inkinga?
@paulnkabinde5676
@paulnkabinde5676 Год назад
34:48 ngagcwalisa u baba mina ngahlawulwa kepha kwabanzima kakhulu namanje ngisadidekile ngoba ngathelwa ngenyongo kuyalungiseka lokho ngiyacela incazelo
@khanyisanisibiya688
@khanyisanisibiya688 3 года назад
Ayi, lena yanamuhla khuluma umoya impela ke lana ijule kakhulu lena and it is touching as for me ngathi yenzelwe mina. Ijulile impela siyabonga kwiMpunga. Ulwazi umothi ongunaphakade.
@oyenazukisa256
@oyenazukisa256 3 года назад
True🙏🏿 I’m on the same page
@sibusisotede9632
@sibusisotede9632 3 года назад
kwenziwa kanjani uma ukhulele kini kodwa akwenziwe lutho, umama wakushiya kini kodwa wembethwe ithongo lakomalume,ufana nomama, nomama kamama kanye nogogo kamama ube ukhulele kini, bese uphahla uthini futhi ngasiphi isibongo?...... ujulile lomfanekiso Mpunga Yesintu!
@siyabongagumede4870
@siyabongagumede4870 Год назад
Hmmm lena ijulile kakhulu yoooh idinga isineke. Mina sengifisa ukukubona👏
@portiamenziwa7697
@portiamenziwa7697 Год назад
Mpunga yesintu ndithanda ukubulela ngale channel. Mna ndizalwa kulomalume kodwa ndikhulela kulo baba. Baba zange enze kahle kulo malume, zange ahlawule. Ngoku ndimdala ndiyasokola ngumbango. Andikatholi indlelayokulungisa izinto
@dumoketsekile1940
@dumoketsekile1940 2 года назад
Ndikuthulela isigqoko Mpunga yeSintu wathetha lempilo endivelele kuyo. Ngfuna ukuqonda ukuthi lo mfazi endimthathela ekhaya kababa wam uzawusebenzisa esiphi isibongo masitshata kuba mna ndisebenzisa esakomalume. Ndiyabonga Mpunga YeSintu ngokundivula amehlo nengqondokwimeko endikuyo
@bathandemlindelwa7159
@bathandemlindelwa7159 Год назад
Camagu mkhulu ndingu Bathande wakwaMakhsi igxaki ndazalelwa kulomama utata akakhuphanga nto naye wazalwa ngaphandle ngu gogo uthe utata seshonile wandi khomba apho azalwa khona ,ndicela ukuva mkhulu into enje ndingayimisa njani Camagu
@sandilemokoena5600
@sandilemokoena5600 3 года назад
This Man Is Very Smart & African Spiritually Gifted. Much Love Brother. 🙏
@mendonoko4869
@mendonoko4869 3 года назад
Heyi wena slima.awuzwa vele ukuthi ulwimi lo ndlebe zikhanyi Langa alufuneki yini lapha
@sandilemokoena5600
@sandilemokoena5600 3 года назад
@@mendonoko4869 Ke Bua Sesotho Monna Ebile Kea Tseba Batho Ba Bangata Ba Shebellang iMpunga Yesintu TV Ke maZulu Ke Ka Hoo Ke Ngola Sekgowa Hore Batho Ba Bang Ba Kgone Ho Utlwisisa Hore Kereng, Nahana Pele uBula Molomo Oo Wa Hao Ntate/Mme.
@lerahkhumalo
@lerahkhumalo Год назад
@@mendonoko4869 you are soo lost, in a world of knowledge and transition. We are not Zulu but our ancestors are Zulu so we are allowed to listen and respond how we want.
@luyandamkhize5914
@luyandamkhize5914 2 года назад
Cha Usukhulume Kakhulu We Mfoka Mbanjwa, kodwa kule ndaba yokukhulela kini kodwa kungaphelelisiwe konyokolume. Lapho ugcine Kangacaci kahle indlela yokulungisa isimo ezinjalo.
@sambulomngadi9595
@sambulomngadi9595 3 года назад
Kujulwe kakhulu namhlanje, washaya kwazwela Mpunga Ameen!!!!
@SamukeloChambule-qb1vc
@SamukeloChambule-qb1vc Год назад
Ayi kunzima kwangathi ukhuluma NAMI ngqo🙏
@sbonelomazibuko2362
@sbonelomazibuko2362 3 года назад
Iyangthintaaaaa Kakhulu Lena
@mandlandlovu4838
@mandlandlovu4838 3 года назад
Nduna ka ndaba khehla lama khehla nakanjani awukaze wasiphoxa thina esingabalandeli bakho. Siyabonga ngolwazi osphakela lona.
@sakhilezondi4631
@sakhilezondi4631 2 года назад
Mpunga yesintu azalwa kuboka gogo.isibonelo Umama wazalelwa ekhaya na
@MkhuluJobe
@MkhuluJobe 11 месяцев назад
Ngizalelwe no malume ubaba wahlawula wakhipha kancane ngikomalume nginomfana ngählawula bathi angiyithathe iyasuka ifaka isiphandla ngaphandle Kwami manje yakhe umuzi ithi ivusa umuzi kababa waning kwenzeka Njani
@JeffreyCindi
@JeffreyCindi 8 месяцев назад
Ngicela ukwazi ngomakoti owedele kithi abakubo bangasho ukuthi unezingane ngenkathi elotsholwa,sazingazo ngmncwabo kamfowethu,sayikhipha inkomkamama ngenkathi kulotsholwa manje izingane sezihlala khona kamfowethu,umasibuza abasmnzini bathi umakoti wethu bavumelana nomfowethu asaphila,secela ukucetshiswa mkhulu,
@gugulethumahlangu5646
@gugulethumahlangu5646 3 года назад
Angizange ngiziyele kithi kodwa ngangixoshwa futhi ngikhunjuzwa njalo ukuthi angiyena wakomalume. Yebo futhi ngiyafana kakhulu no baba, nalokho kwakwenza abantu endlini bahlezi bengikhumbuza ukhuthi ngingowakabani. #trauma
@oyenazukisa256
@oyenazukisa256 3 года назад
Eish ibuhlungu lendaba yazi iwesi mawuyindoda
@delisilengali6076
@delisilengali6076 Год назад
Heeeeeee Mkhulu 😭 uyazi nakuthiwa into nento ineskhathi sayo 🤞. Ama video akho ngiyawabuka kodwa kungokokqala ngihlangana nalena ... Sekuvesane kwaqondana nesbonakaliso engivuke naso ngithethiswa esinye isalukazi sithi kmina angyofuna "umazisi wami" Ngali - olume Hadebe - la ngizalwa khona Pho nakuthiwa angyofuna "umazisi wami", ngizfune ngizazi, ngyobaqalaphi oHadebe ngoba bona abakwenzi okweDlozi 😭😭😭
@wandile5485
@wandile5485 Год назад
Ukuthula ekhaya, uyisbusiso Mpunga yeSintu izinto engizifunda la, zihlobene nezinto ezithi azifane nezami.
@thandilukhele6749
@thandilukhele6749 11 месяцев назад
Siyabonga kakhulu 😊
@siyathembasiazmatshaya7074
@siyathembasiazmatshaya7074 2 года назад
Ayi jonga,uyindoda Mpunga mabakuyeke
@stheciouse
@stheciouse 2 года назад
I'm blown away by the accuracy, ai bakithi lendaba ulande cishe onke amakhona wayo sengathi kukhona ubekuhloma imibuzo bese uyiphendula. Impuuuunga!
@bkmolefe1813
@bkmolefe1813 Год назад
Eish wathinta okubhekene nami ngqo kumanje ngidunyelwa ikhanda ngakhulela kubo baba umama wangihambisa ngizelwe kodwa kumanje izinto ziyangibhedela ngyabangwa ngina 46yrs mpungayesintu ngocela ukufonela uke ungichushise kulenkanankana engibhekene nayo
@zanelemahlaba8079
@zanelemahlaba8079 10 месяцев назад
Mmmm kwaze kwafana nokwami kuyimisile impilo yomunt lezinto zabazali bethu
@siphesihlemajozi9526
@siphesihlemajozi9526 3 года назад
Ngiyabonga mina uyigcaze kahle lendaba ngoba abaningi bayathanda ukutshela izinto abazizwa ngabantu bayeke ezifunwa amathongo akubo nawakonina lume
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 3 года назад
Ngisanda kufika kule chanel. Ngiyabonga Mpunga
@DukeOfEccleston
@DukeOfEccleston 3 года назад
Power to you Mpunga, its as if you were speaking to me this morning. 🙌🏿
@thabansangweni314
@thabansangweni314 3 года назад
UyiMpunga impela Umdala, sibonge 🙏
@XolaniNgobese-o6k
@XolaniNgobese-o6k 8 месяцев назад
Ngaphila namuhla emphefumulweni wami indle osuychaze ngayo mpunga yesintu ngiyabonga
@nomathamsanqaduze9288
@nomathamsanqaduze9288 2 года назад
mna Mpunga ndibuhlungu ngoba ndiyasokola yafihlwa lendaba kum.ngoku andimzi kwamma wam nefamily andiyazi but ngoku funeka ndigodukele kulomama.andiyazi noba kuphi baba washona ndeze kanjani
@tholakelendlovu2989
@tholakelendlovu2989 3 года назад
Wakhuluma mpunga ngaze ngadideka ngoba amahliphihliphi esihlezi kuwo nesiwenzile anzima yeyi isintu sijulile kakhulu...impunga 🤝🤝🤝🤝
@ntobekomkontwana7569
@ntobekomkontwana7569 2 года назад
Tata uyicacisa kakuhle siyabonga
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 Год назад
Ukuzalwa komuntu nomuntu kujulile akwefani kujule kakhulu. Ithongo elizivezayo kuwe nelinamandla phezu kwakho ilapho ungowakhona. Asifundeni ukuthola ulwazi lokuxhumana namathongo asembethe asigadile ayositshela konke esidinga ukukwazi.
@Os-qf8jh
@Os-qf8jh 3 года назад
Amen Mkhulu cha bekungathi ukhuluma Nami impela Siyabonga kakhulu... MMPUNGA Kwande Mkhulu
@siyandantuli529
@siyandantuli529 3 года назад
Impunga!! Ay 🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🔥🔥🔥 this is too much
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 3 года назад
Eish inzima lento. 😲 Nami ngikuyo nje lenkinga..
@siyandantuli529
@siyandantuli529 3 года назад
@@vukanidlamini7693 ey ndoda sibaningi kulenkinga.
@nhlakaniphontuli5966
@nhlakaniphontuli5966 3 года назад
Ey Mphemba no Sibalukhulu, into ongazi ukuthi uzoyoqala uyithini.
@ntokozomhlangantokozo9053
@ntokozomhlangantokozo9053 3 года назад
Syabonga Mkhul Ngcobo
@ndumisolionence5509
@ndumisolionence5509 Год назад
Uyasakha bhuti ngiyabonga mina ngicela ungakhathali. UNkulunkulu akubusise
@dudumlangeni6058
@dudumlangeni6058 Год назад
Ngiyabonga baba😭😭ukhuluma ngami namuhla...impilo inzima angilungelwa yilutho😭😭kuzwakele sibonga isihloko
@sifisohadebe7926
@sifisohadebe7926 4 месяца назад
Ngyabingelele mnawethu Ukungena kwenyekevu endlini ngabe kusho ukuthini Ngyathokoza
@jacquolinasibande1156
@jacquolinasibande1156 3 года назад
Siyabonga Mpunga ngokusivula mehlo. Ngicela usenzele uvideo oqhaza umyalo noma umvuzo wokugana esibongweni esifana nesikamama noma esikababa. Kungisiphi esivumelekile ukugana kiso, sengikubone kaningi loku kwenzeka.
@patrickgasa7417
@patrickgasa7417 2 года назад
Ngiyabonga mpunga ngifunde lukhulu namhlanje ngiyaqala ukukubona ngizokulandela
@sibusisomoshani6237
@sibusisomoshani6237 Год назад
Mpunga yesentu Uma ubaba wakho wayekukhanyele mhla kusiwa isisu sokuthi yena ukhulelise wagcina engahlawulile ngoba akuvumile kwenziwa njn Nd yabona ukuthi lomuntu akanaso futhi namanje Amandla wokuhlawula
@mkhanyisondlovu1252
@mkhanyisondlovu1252 3 года назад
Yoooooo aykhona umhlahlandlela ojulile ngempela lona....wavele waqaqa ezinye zezinto ngami
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
Mpungaaaaa! Sicela uke uthinte isihloko sowesifazane ozalelwe ko malume kodwa engabazi . Ngazi isibongo kuphela nokuthi komalume kuse mozambique. Nobaba ongizalayo angimazi ngazi isibongo kuphela. Ngakhuliswa ubaba umama ashadela khona engisebenzisa isibongo sakhe. eyami iyinkinga nje angazi ngingayithini.
@ThulisileSikhakhane-ij4uv
@ThulisileSikhakhane-ij4uv 5 месяцев назад
Uyangilapha Mpunga nginaleyonkinga ngabantwana bam
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 3 года назад
Lengoma kodwa mpunga Ave ngyidinga, ngiyacela igama lomuntu oyiculayo negama layo 🙌🙌
@xolanisotondoshe2124
@xolanisotondoshe2124 Год назад
Enkosi kakhulu Mkhulu ndyabulela
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 года назад
Siyabonga Mpunga, nawu umbuzo uma ke kungukuthi umama wakho okuzalayo yena uyilongwe lapha kugane khona ugogo wakho kwenziwa njani esimeni esinjalo. Uma sekufika isikhathi sokuthi uganwe uyinsizwa umuzi uwakha uwubize ngasiphi isibongo, ngoba ngokwe "sende" akuyena umkhulu wakho ngoba usuke engazali umama wakho ngokwegazi. Ngiyabonga.
@DingiNqaba
@DingiNqaba 3 года назад
Thus is exactly how I explained to my half brother when wayefuna ukuzigodusa, ndamxelela uba kufuneka ecelile kuloMamakhe avunyelwe akhululwe
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
Ngidelile kwakhanya Mpunga yesintu. Ngiyabonga impela
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 3 месяца назад
OK usho kimi vele kodwa ulokhu gwegwa awuqondi 😢😢😢😢
@lelemnisi5403
@lelemnisi5403 2 года назад
Ngiyabingelela Nami. Manje uhlabelwe kanjani amajuba kobaba bakho ungalungiselelwanga? Kafishane kugcithwe kanjani igazi ungazange ulungiselelwe.
@musadlamini3054
@musadlamini3054 2 года назад
Mina ngangishaywa mengilale khabo mama bethi ngiye kithi
@mdusithole6435
@mdusithole6435 2 года назад
Siyabonga mnewethu uhluba udlubu ekhasini 👏
@curiousk4083
@curiousk4083 3 года назад
😱So powerful, Mpungaaaa.If umkhokha womndeni kwawukuba namavezadlebe wazi kanjani?
@duduzilebophela9728
@duduzilebophela9728 8 месяцев назад
Mhmm Yho Eyi nsizwa ngathi ukhuluma nami straight.
@thulisilemtolo6863
@thulisilemtolo6863 2 года назад
Yooooooooh Mpunga hayi uyasikhanyisela izinto osembulela zona mna inkungu iyasuka emahlweni am I enkosi mpunga
@nhlakaniphontuli5966
@nhlakaniphontuli5966 3 года назад
Ey kunzima ukuba Umlanjwana. Yazi ngavele ngazizwa izinkinga zami ziqala phansi njengoba ngibuka le video.
@phililemhlongo1362
@phililemhlongo1362 2 года назад
Ngiyazibongel ukungena noma ngimusha lapha kodwa ungathi ngikudinga kakhulu indodakaz kaphilile lena ogama layo sabathile ngiyabonga ukungena lapha kakhulu ungathi ngizoba nomhlahlandlela kukho konke
@grantngema6131
@grantngema6131 3 года назад
Heavy stuff... Real truths.. Siyabonga 👌👍
@sakhilezondi4631
@sakhilezondi4631 2 года назад
Umama wazalelw ekhaya nami wangitholela ekhaya ngisebenzisa siph isbongo
@sifundoericmlaba9233
@sifundoericmlaba9233 3 года назад
Ngzoqale ngbonge kumvelinqangi ngomphefumulo owawuphefumulela kumaThongo akini aletha wena kulomhlaba Mpungose yesintu👏🤝🙏 Ngcela ungikhikhanyisele lapha.Nansi ingane izalelwe khomalume kdwa nakhona komalume umkhulu ozala omalume bayo nomama wayo akazange akhokhe ekhaya kogogo bayo.....nakhu ihleli komalume nonina usewashona ngangokuba usuholile ukuba uphume ekhaya la ekhulele khona.... Yakhe umuzi.isifuna ukubika lomuzi ewakhile emathongeni ayinika inhlahla... Yiziphi inhlelo ekumele iyithathe? Lowo muzi okabani ngokwesintu? Ubizwa siphi isibongo? Iganwa ngasiphi isibongo kulezibongo entantu eziyidingayo? Miqala ithetha idlozi ithini? Ngyabonga oythobayo Sifundo Eric Mlaba 🙏
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
Mpunga YeSintu ijulile kakhulu lesihloko nenkulumo osipha yona. Yabona isintusethu simile nje hlezi kukhona isombululo kwizinkinga esibhekene nazo singabantu abampisholo zilungiseka zonke kwilesihloko nesixazululo. Lenkulumo ngathi ibhekiswe kumina 🤞🏾. Siyabonga Fuze uyisibusiso kuthina 👏🏾
@mduduzinxumalo9752
@mduduzinxumalo9752 3 года назад
Nduna ka Ndaba🙏ungehlule singalwanga ugwanse kakhulu lombele wakho usungelaphile
@SibongileNgcobo-l5o
@SibongileNgcobo-l5o Год назад
Muhle umsebenzi phambili Mpunga
@Flouw_The_Musician
@Flouw_The_Musician 2 года назад
Ngibonge Kakhulu Ngolwazi Nezincazelo Zenu NiyiMpunga yesintu,
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 года назад
Ngaze ngyathanda lekulumo ithinta thina ngqo
@ntombizonevenkile9011
@ntombizonevenkile9011 2 года назад
Uyasivula amehlo mpunga yesizwe ndiyabonga ndinenkinga mna ngoku umyeni endigane naye uzalelwe komalume wazigodusaa wazakhela owakhe umuzi unayo yonke into ngoku uyagula unento epazamisa ingqondo ngoba wayethembise umakhulu wakhe obemkulisile uba uzompa inkomo akaze wawenza lo msebenzi senza lo nkomo ke ngoku kulo malume wakhe apo wayezalelwe khona ngemazi yenkomo ugulile walala esibhedlele kaninzi kwavela ithongo kum kuxhelwa inkomo ngapandle kwesibaya nebhokwe eqatywe ubulongo itshukuthini lento mpunga lo msebenzi unge 28 yale nyanga kandikanyisele mpunga ngoba sitile kwabo malume kwayothethwa emaxhantini kwabuywa emva koko sabona imazi yenkomo ingena esibayeni yakaka yaphinda yapuma nangona kungekho nkomo kulo malume wabo
@duduzilehlongwane3943
@duduzilehlongwane3943 3 года назад
Ngiyabonga mpunga ingathi ukhuluma ngami...kwande mkhulu
@bhekikhumalo9642
@bhekikhumalo9642 3 года назад
Kujulwe ngempela namhlanje siyabonga mpunga yesintu
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 3 года назад
Powerful, informative messages
@simangalisondlovu1628
@simangalisondlovu1628 3 года назад
Kungani ungangeni emanzini ngesibongo zakomalume???
@landisakunene4049
@landisakunene4049 Год назад
Ngyabonga ey uhlale entweni ebingikhathaza kakhulu sengicaciselekile ngakhanyelwa ngyabonga ngayabonga
@philanimsomi4805
@philanimsomi4805 2 года назад
Yebo indaba yokuzalwa komuntu ibukeka noma izwakala ijulile. Ngithi Akwe ngibuze nakhu okusalayo. Uma ke umfana ezalelwe ekhaya komalume, wakhulela khona, wathola abantwana, noninawabo ehlala khona komalume ngenxa yokuthi engahlawulwanga. Nakhu ke manje usenweba igceke lakonina lume lapho ezohlala nomndeni akasewakhile. Bese ngelinye ilanga bafike abafowabo bakayise bezogcina izimfanelo zakomalume ekhaya elikhulu lakomalume, nokukhishwa. Leliyagceke elinwetshiwe siyakwazi yini ukushintsha kube esasekhaya kababa na?
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 Год назад
Futhi asingaphambanisi sicabange ukuthi ngoba okwenziwa esibongweni esithile noma emzini othile sekufanele kwenziwe kwenye imizi. Umuzi nomuzi unomlando wawo unezinto zawo ezijulile unemikhuba namasiko nesintu sawo. Asingaphambanisi izinkomishi sicabange ukuthi konke okwenziwa laphaya kumele kwenziwe nalapha.
@benzito4894
@benzito4894 3 года назад
Syabonga ngolwazi mpunga, ngoba sigcina sesisaba nokwakha imizi ngoba sisaba ukubangwa amathongo
@mandlachili1527
@mandlachili1527 2 года назад
Bengicela ungicacisele ngenhlawulo nezinkomo ngamagama azo okudingeka zikhishwe uyise ukuze ie ngeuakwayise ngokugcwele
@owenshelembe6708
@owenshelembe6708 3 года назад
INAMANDLA KAKHULU LENKULUMO🙏🙏MINA NJE NGO JUNE NGLANDA UMSHANA WAMI NGZOMUPHA ISPHANDLA SAKO MALUME, UKUZE ENGABI NEZINKINGA, AND OWENTOMBAZNE LOMSHANA WAHLAWULWA KAHLE NJE 🙏🙏🙏💯ENGATH NJE KUNGAHAMBA KUNGABI NEZITHIYO EMATHONGENI
@bonganimkhize5120
@bonganimkhize5120 2 года назад
Wayibeka yezwakala Mpunga yesintu. Bakugcine abangabonwa ngamehlo enyama ukuze uqhubeke ngomsebenzi omuhle wokwelapha abantu ngokomphefumulo nangokwengqondo.
@sylviavilakazi2057
@sylviavilakazi2057 2 года назад
Mkhulu masibingelele, ngiyakuzwa futhi ngizwile kodwa una umama we gave name , engezanga wafakwa esibongeni somalume kwenziwa njani, kanti futhi u Uma omalume Bangasekho noyise Wengane angasekho, kwenziwanjani, yinkinga engibhekene nayo, futhi mina ngingu nina we ngane, nomfowethu singamalongwe aka hlathshwayo, lapho umama ongizalayo eshadela khona ngo kwe since, kodwa sisebenzisa u vilakazi, isibongo Sabo malume lapho umama ezalwa khona, siza khehla!
@sylviavilakazi2057
@sylviavilakazi2057 2 года назад
(Umama ongizalayo,)
@Mzwa7
@Mzwa7 3 года назад
Yaze yajula iMpungaaaaaa. Siyabonga
@bongiwenyandeni6966
@bongiwenyandeni6966 3 года назад
Hhhhhaaa ukhuluma nami phela la nomzukulu wami esingakamenzeli lutho kodwa somenzela bakithi izimfanelo zakhe uma sesinamandla.
@sandilezondo9312
@sandilezondo9312 3 года назад
Phambili ngomsebenz omuhle Mpungaaaa
@thabanintaba5586
@thabanintaba5586 2 года назад
Ngihambisananawe mapholoba nam okomalume kangcobo
@djtwitty8296
@djtwitty8296 3 года назад
Mlpunga!!!!unesipho bafo!!!🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Qeda phela ukthwasa ukuze usale sewbhula ngoksemthethweni syabonga Mbanjwa
@josephmbuyisa4107
@josephmbuyisa4107 3 года назад
Ewuu kuyenyukela Mpungayesintu 🙏
@mphotsubane3356
@mphotsubane3356 3 года назад
U were on point its like u were speaking to me.im so grateful 🙏
@ayandasitole3685
@ayandasitole3685 2 года назад
Bafowethu lendaba yesibongo ijule kakhulu kunoMngani wami ofakwa isiphandla sakubo angakhishwanga koMalume uYise omzalayo engahlawulile. Kwaba ibinda ngoba wavele wathelwa amachaphazelo ento angahlangane nakancane nayo amukhalela amasango kasgonyela engazelele ngecala elikuuuuude naye.
@luhdakingluh2046
@luhdakingluh2046 3 года назад
I hope my ancestors never use me as a Bargaining chip with other ancestors
@busisiwepeyana3893
@busisiwepeyana3893 2 года назад
Babangiyizwa kahle lenkulumo yangithint ngoba nami ngingomunye owela komalume kodwa manje makhehla engihamba nawongawasekhaya khabo baba futhi kengenzelwa mina imbeleko ngubaba futhi wangenzela nemvuma kufa kodwa kuzakancan ngize ngicabange kuthi ngoba engafuni kungihlawula ngoba sengizamile kukhuluma naye kodwa akavum vele athi akanamali yana semdala
@zamamkhize9367
@zamamkhize9367 7 месяцев назад
Sibonga waze wasichazela kwacaca kahĺe
@siyaxaba4699
@siyaxaba4699 3 года назад
Wangihlaba umxhwele ngalesihloko namhlanje wavele wasilula kahle asangaba isiqephu wavela wakhuluma nam wakomalume ngithi nje IMPUNGA unwele lude
@olesedi2717
@olesedi2717 3 года назад
Mpunga ake ngbuze , igunya lokuhlawula abafowethu ngibahlawulela Ubaba ongasekho nginalo yini? Mina ngenzelwa konke ngakhishwa komalume ngemukelwa ekhaya kusele bona nje
@Mthobisi-qd9fg
@Mthobisi-qd9fg 3 месяца назад
Owesibili mfazi mayesengigana Khon zozal ngane ezovus muzi kababa umgcagco wakhe uyoba komalume nom kwababa ngob pl yen uyovus umuz wakwababa while MN ngi belong komalume?
@seipatticlericeofficial9112
@seipatticlericeofficial9112 3 года назад
Shayile Mnewethu😍😍
@nursejeaneth866
@nursejeaneth866 3 года назад
Sawubona Mpunga ngicela ukubuza ukuthi nawuphupha kuthiwa kumele uhlalhle indlela kuchazani
@zanoxolontamo1052
@zanoxolontamo1052 Год назад
🙏🙏🙏🙏🙌
@thokodebesh-mt5jb
@thokodebesh-mt5jb Год назад
@solomzisiko626
@solomzisiko626 3 года назад
Siyabulela mpunga
Далее
Babu Dokotela Tv Show   |    Cebisa Umlanjwana
31:08
Просмотров 3,2 тыс.
V16 из БЕНЗОПИЛ - ПЕРВЫЙ ЗАПУСК
13:57
Blue vs Green Emoji Eating Challenge
00:33
Просмотров 2,9 млн
Imali Esheshayo - Dr Magejageja
13:11
Просмотров 11 тыс.
Ukuvula ibandla uyiNazaretha
27:06
Просмотров 1,5 тыс.
Ukuzalelwa koMalume nakwaBaba  |  Indaba YeSintu
53:00
Просмотров 39 тыс.
Umlanjwane nengane eyilongwe
15:09
Просмотров 2,6 тыс.