Тёмный

Ususe Ukukhuluma u Mcineka Ngenkulumo Ayibhekise KuMadoda 

Esimanzonzo News Channel🎤📰
Подписаться 59 тыс.
Просмотров 4,9 тыс.
50% 1

Ususe Ukukhuluma u Mcineka
The Best Maskand Based News Channel We upload Everyday to Keep you Touched With New Maskand News.
also watch
UKhuzani Egiya
• UKhuzani Evumisa Izins...
Igcokama Livuma UKhuzani
• Igcokama Elisha Lincom...
uKing Nuba EsoKhozini
• King Nuba Usefuna Ukub...
UKhuzani Eyoxolisa Ku Mntwana Wakaphindangene
• UKhuzani Useyile Wayox...
Ngizwe VS DSD
• Ngizwe Akakholwa Kuthi...
Ngizwe EKhipha Amaqiniso
• Ay Isifuba Sa Ngizwe A...

Опубликовано:

 

8 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 36   
@philangezwizondo2719
@philangezwizondo2719 2 года назад
Uqinisile u Mcineka ukuthi nje izwe selafa!!
@bonokuhlebongimpilo1508
@bonokuhlebongimpilo1508 2 года назад
Iqiniso engeke ngaliphikisa mina leli mfoka Mcineka,,,, isintu, usiko kanye nezinkolelo zethu kakhulu thina mazulu akushintshi lokho futhi akunasimanje manje nilokhu nithi isikhathi samanje asifani nesakudala Gede indaba yama New generation osikweni nasenkolelweni yesintu
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Bro... not just thina AmaZulu... ungawuhamba uwqede umhlaba isiko al'shitshi, futhi alikaze lashitsha. If people bekhuluma ng'evolvement yesiko basuke besho ukthatha akwabelungu kanye nezinye izizwe. But kuyahlekisa ngoba ezinye izizwe kazikaze zikulahle okwazo. Look at Arabic Indians (middle east), Chinese, Indians based in India, and everyone, including British people. They never changed or rather evolve. It's only us black people adopting other peoples' cultures, claiming it is evolvement. AND THAT'S THE REASON WE WILL ALWAYS BE BEHAND. extremely
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 Год назад
Wasvul amehlo Mcineka
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q Месяц назад
Uqinisile ngabade inkinga abantu abalifuni iqiniso inkilaytheka kwamaphumulo kwavumbu isgodi
@robertgcwabaza8462
@robertgcwabaza8462 2 года назад
Kumanje nje amadoda ashaya abafazi ngoba athi abafazi bethu . Kodwa uma ungena esintwini (isiko) lithi umfazi okababa, uma ulandela isiko umfazi okababa, ngakhoke angeke umshaye umfazi kababa wakho.
@niphohmichael3307
@niphohmichael3307 2 года назад
Jah neh fact if uqala ukuganwa thatha umuntu ongenangane nje
@melusizitha5960
@melusizitha5960 2 года назад
Kodwa iqiniso sewukuthinje isikhathi
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Senzeni iskhathi?
@songezondakayi3511
@songezondakayi3511 2 года назад
Siyabonga ngeqiniso elimsulwa abantu abalifuni iqiniso noba bangakuzonda ukuluma iqiniso
@musamkhize9328
@musamkhize9328 2 года назад
❤️👌Mcineka
@khanyisanilovemore1188
@khanyisanilovemore1188 2 года назад
Uqinisile ngokwesintu udoti ukuganwa umama wengane yomuntu mina ngigcine ngihlukane nomakoti wam ngenxa Yokut abayeki ukufonelana labantu ngoba basuke benengane akulungile kuganwa umuntu onengane nomuntu
@thobanimjiya6060
@thobanimjiya6060 2 года назад
Nabafazi babantu😂😂😂😂😂😂😂😂
@thembelatheophilus1574
@thembelatheophilus1574 2 года назад
Uqinisile ngeke uphike namaphika nkani kodwa kumile mfo kaMcineka sinawe
@unjemnyama1867
@unjemnyama1867 2 года назад
Kukhona yini okungenzeķi empilweni uma ungenayo iNkosana ?
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Yah...
@skumbuzodlamini2034
@skumbuzodlamini2034 2 года назад
Uqinisile iqiniso liyahlaba babhemu😆
@muzimichaelntusi3359
@muzimichaelntusi3359 2 года назад
Mhlawmpe kumele kbuyele ektheni wamzalisa uyamshada ngenkani Ngoba phela size siganwe abanye omabezngan nath sinabo sibazalisile basfebela sabashiya. Akungadlalwa nje fanth Kudala wawumhle lowo mthetho ngoba isintu kwakubusa sona. Zoslambisa wena thina sfuna inyathuko eseyihanjwa. Mali yemiqhoyiso ayikho
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Manje ke mcineka syabonga nge qiniso lakho empeleni awyena u Life coach futhi kwaleyo mali abaganwa ngayo abayiceli kuwe so sit down bhuti
@musamkhize9328
@musamkhize9328 2 года назад
I relevant lento eshiwo Mnunzane Mcineka.
@thobanimjiya6060
@thobanimjiya6060 2 года назад
KUKHONA ukwenza ngenxa Yothando (lwakho) No mkhuba (stereotype) (amanga) Ngokwenkolo (enye) one NaNgokwesintu (sohlanga lakini) Okwimponqo iloku kweNkolo😉😉.
@kilekile7043
@kilekile7043 2 года назад
Uqinisile uMcineka mina ngyavumelana naye isiko limile kunjalo futhi akufiki nathi ukuganwa laba abathi uyabheda bashiso ukungazi balandeliyi nkanuko zabo beshado mabeyingane zabantu yikho begcina beyidubula nje Niwakhulise kahle amavezandlebe ngoba nobaba wengane yokqala uzozala ezakhe iyingane kumkakho ngoba naye iwakhe
@xulubhekimphiliseni5596
@xulubhekimphiliseni5596 2 года назад
Liqinisile iqhawe umcineka isintu simile angeke saguzwa izinto enizakha Nina ngoba nifuna injabulo yenu kuvele Nina babhemu anisayiphathi njengaMazulu niziphatha njengabantu bokufika yingakho nizonda iqiniso lakwazulu o Qwality nje a kuzona Izinsizwa lezo kufanele belwisane neqiniso nokuthi ke bayazincengela komabeyingane zabantu bazenza bahle
@thembinkosimthethwa5095
@thembinkosimthethwa5095 2 года назад
Uthini ngomfana ozalisile. Naye kufanele aganwe yintombi engazele?
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Go check the full clip
@nhlakakhumalo9992
@nhlakakhumalo9992 2 года назад
iqiniso elimhlophe
@njabulosbu2293
@njabulosbu2293 2 года назад
Udakiwe lona akusikho esontwen labo lana uphapha kakhulu lona manje unconywephi kodwa
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Manj umthuke lani?
@zandilegwajo3290
@zandilegwajo3290 2 года назад
Cha kahle manj isonto lingenaphi la ngob isizulu nje leso esingahlangene nesonto iqiniso vele alifuneki
@amandangcolosi6681
@amandangcolosi6681 2 года назад
Umthathe ongenangane kant zigcwele toilet
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 2 года назад
Stop raising silly arguments, It disguise the truth.
@chief9462
@chief9462 2 года назад
Let's say uYise lowo ekuthiwa ngimethukile angikaze ngimazi but ngakhuliswa uGogo 🤭 kshuthi ngizobe ngithuke uGogo?
@amandangcolosi6681
@amandangcolosi6681 2 года назад
Inkinga yena nihlulwa kuzenzela okwenu nilokhu nibambelele emasikweni ashiwa obaba mkhulu benu iphi eyenu mthetho
@simphiwesiyanda9143
@simphiwesiyanda9143 2 года назад
Ugulimpela wena
@mlungisenimdlalose9309
@mlungisenimdlalose9309 2 года назад
Inkinga yakho uyaphapha ungenaphi lapho
Далее
EMGANWINI: Family Meeting
1:21:20
Просмотров 7 тыс.
IT'S MY LIFE + WATER  #drumcover
00:14
Просмотров 21 млн
SMISELO EP PROMO
1:39
Просмотров 20 тыс.
Ushadelwani Umuntu Wesimame [Mans Conference]
6:20
Просмотров 10 тыс.