Ayikho lento oy'chazayo wena usenza izingane...if ayikho i Agenda anayo against uNxamalala njengoba usho...why uNxamalala ethi abantu abaphelele e Orlando for i-People's mandate then lelixoli olikhulumelayo lithi lona ngalolosuku abantu abaye e Mabhida???
I ANC isekude kakhulu ukubuya emandleni uma kuyona kusenabantu abakanje. Lomlisa okhuluma la ungesinye sezizathu zokuthi i ANC ingathandeki ebantwini. Angimazi lomfo futhi ngiyaqala ukumbona kodwa I can guarantee ukuthi he is a member of the ANC in good standing, ngizwa ngobuqili nje obuphuma emlonyeni.