Ngyadabuka uma umuntu owumZulu ekhuluma kabuhlungu kanjena ngobuciko bakithi🤕 Azibuyele emasisweni bafowethu, Duncan I believe ungimzulu, uyindlu empisholo, come on baba men up musa ukubukisa ngathi kwezinge izinhlanga, musa ukuthi wena uma ungaziqhenyi ngento owayincela ebele bese uyicekela phansi. Ake ubuyele kwagogo uyocela aphinde akucobelele ngemvelaphi yakho. Azibuyele emasisweni ndoda😕😢
Uyahlanya u Duncan, umculo kama skandi wona awusiwona yini umculo efana neminye, uyanya Duncan uyasangana manje mfana. If ukhishwa umculo kama skandi okhozini, kushuthi yonke imiculo komele ihlukaniswe ngama genres. I hip hop yodwa, I house yodwa , ikwaito yodwa, piano lodwa, I gqomu lodwa, and uma skandi wodwa. Kungenjalo kabe niyahlanya Duncan
Okokuqala uyini yakwabani lo Duncan nd Ufike nini okhozini fm haaai. if Duncan loyo bekuyinto enamasiko ubengeke agxeke umaskandi manje negama uyalizwa nje . Kuyavotwa la akukhanyiswa nje bese kuculwa umsangano .mawufuna ukuwina cula into ezwakalayo with a gud message , ube nabalandeli ,ugeze bcs u maskandi u clean ,ukhankase nd promote mhlambe ke uzoba wumuntu but okwamanje nje usenje khohlwa
Mina ngyamangala ukuthi inkinga ikuphi uma umaskandi ehlukanisa unyaka, okukuqala nje ingoma ze qhom or hip hop azina msg bayathukana nje or bahambe nqunu
Cha ngempela aba vote ngani laba cc babo abadakwa nabo ema tavern maye umhlola angan bazi uku bhenga bona thina ke siyavota singama bhica abasixolele nje bakithi
Wena Duncan musa ukushlanyela thina,wena cula musukwanda ngeztori Nama complaint cula sikuzwe mawkhiphintesile sizoksapota as we always do, wena kusafuna ulwele ukungena ku Top ten so hamba uyocompoza mfana may be masungene ku Top ten sizoqala sikulakele ukuthi uthini for now askuzwa Top ten baba
But ijele belimnandi ukudlul uXola moya. South Africans iwona athanda umaskand not ukuth khona isandla semfene. Other artists should stop complaining instead mabakhiphe iyngoma ezimnandi esizoythanda. Anyone can testify ukuth umaskandi uze mawala this time and uyathandwa regardless ukuth uyibhinca or not.
Ubani loyo Duncan loyo? Udume ngani? Uyena lo weluxu lebhulukwe engathi uzishiyile? Cha bona abaphume ku top 10 kusale uMskandi hhayi ukuthi kuphume uMaskandi.