Тёмный

EZINGENAYO: Ngeke ukholwe owe MK ephawula ngokuxabana kwe IFP ne NFP kuhulumeni wase KZN 😳 

SIBONISO TV
Подписаться 21 тыс.
Просмотров 4,3 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

28 июн 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 31   
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 2 дня назад
Umkhonto ma Mk ningakhohlwa njalo ukuthi kahlekahle wagwazakahle kuwowonke ama province 💪mayibuye
@user-ou5yp8oe1p
@user-ou5yp8oe1p 2 дня назад
Angazi nokuthi slwane sini lelorand Anginamsebenzi nalo Liwela abelungu
@user-mf1qo2rh3m
@user-mf1qo2rh3m День назад
Yes ! MK Party iyona okumele ifune ezobambisana nabo kuze baphathe KZN Masosha
@teememmanuel123
@teememmanuel123 2 дня назад
Lo Hlabisa wena yinyoka egqoke ikhumba sesinye isilwane, hlala egqoke u thayi, I slogan se IFP sithi ( sethembe , trust us ) yini ongayethembe kubantu abanobunyoka be IFP ????? My reasons, U Hlabisa uthi ( besingeke sifake umuntu we NFP ku Zululand cos ( abantu base Zululand bavotele IFP.) U Hlabisa uyabona ingozi yokulahla abantu babo kodwa akayiboni if kuyi MK bephatha i Province engabavotelanga. Kusho lobaba iyi nxemu, nommese osika one side. Uthe u Mdumiseni Ntuli sebexabana ne DA ( we are the one with more votes than any party, so we have the right to invite others ) So i DA ayinamandla over i ANC. Ohk, this is the questions ; Why KZN kushintshile i MK inga lead, inga invite ??????? Lokho kusho ukuthi. Sizogadwa 6 years cos ngeke sithule sidlala i IFP Thina impi yethu eye ANC not IFP kuzomele baphume kulento or basho ukuthi bayayingena bangamanzi amancane abanalutho bayincelebane, I repeat ngeke lempi bayi mele.
@lenfordmxolisidlamini6881
@lenfordmxolisidlamini6881 2 дня назад
Kuyaxaka lokhu,babusy abafuni nezihlalo kodwa okumangazayo lezi zihlalo abazibangayo bazintshontha ku MK.
@thandolwenkosimahlangu2772
@thandolwenkosimahlangu2772 2 дня назад
Politics is a very cruel and a dirty game
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 2 дня назад
Kumele baphume finish
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 День назад
Basjwayela abelungu abahambe noma lingawa lizovuka futhi
@user-rv9nu2np8w
@user-rv9nu2np8w День назад
Isazodlala ifilimu
@yalewChanemoges
@yalewChanemoges 2 дня назад
UHlabisa use nganxanya okomese
@user-om8gk9xj9c
@user-om8gk9xj9c День назад
Gwaza Mkhonto Gwaza Gwaza Gwaza Gwaza Gwaza ungamyeki noma sekusemnyameni kungasabonakali lutho umkhonto ulokhu uhlabile kozwana khona
@maqhawekhuzwayo51
@maqhawekhuzwayo51 День назад
Baze bayibanga into entshotshiwe 😮😢😅😅😅😅
@4manpowerDlamini-ch6wb
@4manpowerDlamini-ch6wb 2 дня назад
Good one my brother you so true 😂
@user-om8gk9xj9c
@user-om8gk9xj9c День назад
Soyeka kanjani ukuyifaka inkatha ngoba igangile ungathi umdlwane iyatshotsha nje uthi wena akuthulwe.kubukelwe I circus
@xoliswa2934
@xoliswa2934 День назад
Ziyakhala ke manje
@user-zl8gb3rb5l
@user-zl8gb3rb5l 2 дня назад
Not I dollar bt I rand,sihlukanise
@user-vf9lg5xi8w
@user-vf9lg5xi8w 2 дня назад
Bantu be Mk niyathanda ukufaka iNkatha namanye amaqembu wena uMk Ake niyeke inkatha
@lungilesibisi6223
@lungilesibisi6223 2 дня назад
Ayivotelwanga nje yathola 18% Mk ebusa KZN
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 2 дня назад
Hamba nomqondowakho oyinkatha sdomu🙈
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 День назад
Iyekweleni?
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 День назад
@@samkelisiwecarolmlambo8231 🤣💖
@euginenyuswa4608
@euginenyuswa4608 22 часа назад
Ngiyakhuza ndlu emnyama basiqhatha ngamasbomu ukuze silwe sodwa. Asingaxabani ngesimanga sabantu asebevume ukuthengwa.😅 Ekugcineni zwe eleth
@user-qx7pv7pq5d
@user-qx7pv7pq5d 2 дня назад
Noma lingawa asinandaba asina economy thona bantu abamnyama
@HlangananiHlela-bu3hw
@HlangananiHlela-bu3hw 2 дня назад
Ungenaphiphowena khiphi buku lezofakilezika Hlabisa
@user-eg8bm1xl2y
@user-eg8bm1xl2y День назад
Bant be mk kant iqembu lenu naniliivulele inkath yin inkath yin eyantshontsh mavoti kahleen
@BaneleNgema-t2h
@BaneleNgema-t2h День назад
Umuntu. Akamudayisi owakibo. If I IFP was to stand for abantu abamnyama babezovuma kuhlangane amavoti kukhishwe amasela anc
@euginenyuswa4608
@euginenyuswa4608 22 часа назад
Umthakathi uhamba nabathakathi. Nesela ngokunjalo.
@user-dl1sq7eh2e
@user-dl1sq7eh2e 2 дня назад
Okungixakayo kuphawula abantu be MK abaphawuli nge MK bakhuluma indaba zeminye imibutho ukuthi lona usenza lokhu manje ababantu nikhuluma ngabo basezikhundleni baphethe nina nginin ngabe nje nizixaka ngenkantolo lezo zenu niyeke abantu abaphethe baphathe ngoba nina akukho lapho niphethe khona
@gcumisa66
@gcumisa66 2 дня назад
Baphethe ngoba bathola amavoti amaningi KwaZulu-Natal abe IFP, basebenzile bo 😂
Далее
GNU | DA wish list: Mzwandile Mbeje weighs in
8:36
Просмотров 103 тыс.
Куда Больнее Упасть с Высоты?
25:11
Модные мальчишки
00:36
Просмотров 15 тыс.
COMPLETELY STRANDED: THIS IS RUTO'S ONLY WAY OUT!
11:02
Ezishaqisayo ngoMbalula neMK Party
2:05
Просмотров 15 тыс.
EFF Predicts The WORSE To Come
8:40
Просмотров 2,8 тыс.
Куда Больнее Упасть с Высоты?
25:11