Тёмный

"U-Thinah Zungu UThwele" | "Kungani Ezwana ne-Nyanga" 

Dawud TV ZA
Подписаться 138 тыс.
Просмотров 2,5 тыс.
50% 1

"U-Thinah Zungu UThwele" | "Kungani Ezwana ne-Nyanga?"

Развлечения

Опубликовано:

 

8 ноя 2020

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 23   
@thabisomanana6102
@thabisomanana6102 3 года назад
Pho umuntu akayi ngani kothwala yena uyesindwa yini engathwali loyomthwalo..... Nidina kabi nina bantu bakulezwe niphilela ukubeka ama bala awakho aziwa ubani????
@bongimpilobiyela5586
@bongimpilobiyela5586 3 года назад
banjalo vele abantu bakith umuntu uma eke waphumelela bathi uthwele akuqali ngaye ft akugcini ngaye. AY CHA YAKHILE LENCEKU MUHLE UMUZI WAYO
@nosiphomasobahlemakhunga3092
@nosiphomasobahlemakhunga3092 3 года назад
Thwalani nani niyeke isidina ayi
@joshuamazibuko7808
@joshuamazibuko7808 3 года назад
Bayahlanya labantu noma ngabe uthwele bangenaphi bona, bahlushwa umona abathwale nabo ngoba bane Info
@nkosimazogwo1350
@nkosimazogwo1350 3 года назад
Noma engaba etwele ikinga angyibongi yisipho sakhe sempilo up up ndoda yamadoda thina sibonga esikubonayo
@nokuthulaluthuli4426
@nokuthulaluthuli4426 3 года назад
Nami njengoba sengizoceba kuzothiwa ngithwele 😂😂😂 eyi ngoba Nina e SA
@skhumbuzomzimela8564
@skhumbuzomzimela8564 3 года назад
Usuku esesigodlweni noma usuke esesontweni???? Bayaganga asimbongele nje kuphela uma ephumelele. Bbbha Sengihembe.... 🤴🔥
@mzamosibiya99
@mzamosibiya99 3 года назад
Ziyasho vele izinyanga ukuth abaculi bayafika bezolanda izinto.
@thandiwembatha4104
@thandiwembatha4104 3 года назад
Bayahlanya abashone khona ninomona bantu hawu kanti ninje
@mlungisisibiya6472
@mlungisisibiya6472 3 года назад
Yikuthi inkinga iqala lapho-ke, sesikubona usuthe ne ezinyangeni, ekubeni usishumayeza ngokusindiswa! Kanti-ke wonke umuntu uyakwazi ukuthi izinyanga zisebenzisa amakhambi
@sihlemaduna917
@sihlemaduna917 3 года назад
Bayamdakelwa labo absholokho babekhona yin mabemthwalisa mona usuka esweni
@sphiwechiyi1023
@sphiwechiyi1023 3 года назад
Inkinga yabanye abantu abasindisiwe bazibona bengcono ukunabanye abantu abangakholwa ngendlela ethandwa ibona
@slindilemkhize7999
@slindilemkhize7999 3 года назад
Mmmmm abantu abayisweli into abangayisho ......thin bantu abamnyama vele kumane kuvuke islwane umuntu be ryt empilwen kanti ku wrong lokho muntu uyambongela bekumhambela kahle mpilwen
@nolwandlemthombeni8242
@nolwandlemthombeni8242 3 года назад
Indlela yaziwa ngumhambiwayo ngeke uthilaphana kunemfene ongakaze uyekhona uyibone abathwalingani phobona
@mthokozisiinnocent437
@mthokozisiinnocent437 3 года назад
Aibo ayiyenzi I sense lento, abantu abafunde ukunaka indaba zabo
@betinhoreisbencaosdivinas8488
@betinhoreisbencaosdivinas8488 3 года назад
Mngani wami othandekayo, ngisanda kubhalisela isiteshi sakho, manje ngidinga usizo lwakho ngempela, ngihumusha izingoma zakudala zika-Alvaro Tito, ngibhalisele isiteshi sami futhi ngale ndlela uzobe ungisiza ekusakazeni uMbuso kaNkulunkulu. ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-feZqlCLq88k.html Ngiyabonga! Betinho Reis Izibusiso Zaphezulu
@nkosimankosiyz5681
@nkosimankosiyz5681 3 года назад
Aibo basuke beqhashiwe 😏😏
@maginidumiedumie3206
@maginidumiedumie3206 3 года назад
No ayiko lomto
@snhlakah4782
@snhlakah4782 3 года назад
Uydonsele amanzi ngomsele yena nje, bekmele akhumbule ukuthi the bible says Dedani kukho konke OKUBONAKALA NGATHI kuysono... elinye lithi uma into oyenzayo imkhubekisa umzalwane wakho iyeke... ksuke kukhulunywa ngazo izinto ezinjena or okunye okucishe kufane nalokhu
@rubaerylands4485
@rubaerylands4485 3 года назад
Awuuuuu vele bahlanganiswa yin
@simthembilesicoto6564
@simthembilesicoto6564 3 года назад
Vele lokho kulindelekile ebantwini izinto zakuhambela kahle sekuthiwa uthwele nabo mabaye kothwala bavalwe ngubani bona
@snhlakah4782
@snhlakah4782 3 года назад
Nam ilokho okungdidayo ukuthi yin ehlanganisa umzalwane nenyanga coz these two people badlalela ama team angafani futhi a against each other
@rubaerylands4485
@rubaerylands4485 3 года назад
No siyazi ngesindiso nathi sisindisiwe siyazi imibuso osikuyona ayifani ngabe kuyazwakala owomndeni ube umngane nenyanga nje ayinuki ingoswanga
Далее
Raid busts illegal military camp in Mpumalanga
12:50
Просмотров 36 тыс.
GOD doesn't answer BLACK people's prayers | Nathi Mankayi
3:26:03
İnside out Balloon game
0:18
Просмотров 13 млн
İnside out Balloon game
0:18
Просмотров 13 млн
Мыла наелся
0:21
Просмотров 1,3 млн