Тёмный

Ukubangwa Izidalwa/Amadlozi Ebongo Ezehlukene Kulungiswa Kanjani.[0780046059] 

uMkhanyakude-Abangoma
Подписаться 31 тыс.
Просмотров 32 тыс.
50% 1

Umkhanyakude - Abangoma
For Esquires Contact
Makhosi Mdlalose :0815953459
Makhosi zondi:0815953459

Опубликовано:

 

4 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 194   
@carolmsimang6224
@carolmsimang6224 5 месяцев назад
Emakhosini🙏 siyakhuleka. Angizwanga uchaza ukuthi umsebenzi wokuhlanganisa izidalwa wenzelwaphi ngoba uthe awenzelwa ekhabo baba noma ekhabo malume
@DlokweniNomhalebo-wk9sf
@DlokweniNomhalebo-wk9sf Год назад
Makhosi gogo ngyabonga ukuzwa lokhu kade ngizibuza ngingenayo mpendulo ngoba nami ngingomuny onaleyo nkinga gogo ngicelal ukuzwa uthi uma lenkinga ime kanjena ithiwan noma kumele kwenzakal kanjani nayi ingane ibangwa amadlozi tholukuthi lengan ikhule ibiza isibongo saka ( eg.gumede kanti akuson esayo lesisbongo esayo ngu mdlalose ibe inayo lenkinga yokubangwa ) Kumele kwenziwe kanjani Camagu gogo 🐆🙏🏽
@deliwebuthelezi5271
@deliwebuthelezi5271 3 дня назад
Thokoza gogo ngyakuzwa mina kdw ngcelukbuza ukut ukwenzela kuphi mawungakwenzela kobaba nakomalume🙏
@VelaZulu-b7z
@VelaZulu-b7z 6 месяцев назад
Uma ugogo ethi lomsebenzi awuwenzeli kini futhi awuwenzeli kwamalume kanti pho wenzelwa kuphi???????
@ZinhleMsutfu
@ZinhleMsutfu Год назад
Siyabonga kakhulu gogo mdlalose,coz lento okhuluma ngayo iyasihlupha,ngicela ukubuza ukuthi if ufuna ukuhlambululwa wenza njani,coz kuthiwa angiyohlambululwa
@ThabisileMbatha-g5e
@ThabisileMbatha-g5e Год назад
Makhosi gogo Yoo walenza usukulami Yoo nginenkinga yaloko ngyabonga❤❤
@xolanimkhize3799
@xolanimkhize3799 2 года назад
Thokoza Gogo, Yoh hhayi Cha kwaze kwanzima ngoba nembeleko angizange ngenzelwe ngisehlane nje. Siyabonga ngencazelo 👏🏾👏🏾👏🏾 ulwazi selukhona
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza khehla siyabonga👏👏
@sibongilemaureen5965
@sibongilemaureen5965 2 года назад
makhosi Ngiyabonga ukusikha nyisela,ngicela ukubuza ukuthi ungakwenzela kuphi nendawo,ungakwenza yini kumakhosi okulaphayo Noma iseqashweni
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza ungakwazi ukusizakala kumelaphi okusizayo.
@mazwimgwebi1096
@mazwimgwebi1096 Год назад
💔😭💔😭💔😭💔😭💔😭💔😭💔😭💔😭 Washaya khona sisi. ukhuluma nami ngqo.
@samsonbudabest7168
@samsonbudabest7168 9 месяцев назад
Siyabonga makhosi,ngamazwi akhiliphile ngedlosi nezibongo
@Mzwa7
@Mzwa7 2 года назад
Siyabonga ngolwazi.. Ngisenkingeni efana laleyo kodwa umndeni awuyingeni..ba busy ngo Jesu, eyesintu abayingeni...kwaze kwabuhlungu.
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza , ncese bhuti kumele ukhulume nabo ubachazele ukuth why ufuna ukukwenza izinto ze sintu.
@Nonkululekomemela-h4r
@Nonkululekomemela-h4r Месяц назад
❤thokoz gogo ngab lomsebenz uwenzelaph nom uwenzel kamelph wakh
@duduzilesibindi5425
@duduzilesibindi5425 Год назад
Ngiyabonga Gogo wangicacisela ngazwisisa. Umelaphi omunye wayengayibeka ngalendlela.Thokoza Gogo
@ManelisiNgebe
@ManelisiNgebe 6 месяцев назад
Camagu..uba ndizalelwa emshathweni mna kodwa ndingowangaphandle,,kwenziwa kanjani😢😢
@ZinhleMsutfu
@ZinhleMsutfu Год назад
14:26 thokoza gogo Mdlalose,kodwa ngitha ukwazi kuthi uma umuntu ethi kumele ngiyohlambulula is isimo sami kumele ngenzenjani
@ThembinkosiKhumalo-h3f
@ThembinkosiKhumalo-h3f 6 месяцев назад
Ngyakhuleka emakhosini ngalenkulumo oyibekayo ngizizwa ngisizakala ngisenkingeni yombango ngiyilongwe mina mabasho eshhh angazi sengibangw zibongo ezintathu
@CharlesMachaba-on5xh
@CharlesMachaba-on5xh Месяц назад
Thokoza emakhosini, waqina wenze njani ngemdaba yombango we dlozi,
@masegomonaledi9062
@masegomonaledi9062 6 месяцев назад
Thokoza gogo ngikhulise ngikhulise esibongo sa ga Steve baba ,gogokunzima gogo nke yabonga ngama advice amahle 🙏❤️
@happy6327
@happy6327 2 года назад
Makhosi 👏Engabe zinjani izimpawu ezikhombisa ukuthi kunombango wezi dalwa empilweni yakho. Makhosi 👏
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza sisi izimpawu zikhona ku video ,izinto ezenzeka empilweni yakho uma usembangweni wezidalwa.
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 Год назад
Thokoza Makhosi...Impela ungu-Njiniyela weThongo, wayichaza yacaca bha! Wawukhulula umoya wami.
@thandekamaseko4450
@thandekamaseko4450 Год назад
Yacaca impela
@zanelemthethwa1332
@zanelemthethwa1332 2 года назад
Ngiyabonga kakulu gogo, I saw this at the right time🥺👏👏
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza dlozi
@xolibarnes3809
@xolibarnes3809 Год назад
Story of my life
@sandilemdlalose-zb1hk
@sandilemdlalose-zb1hk Год назад
Sawubona ngiyakuzwa Ayi min angazi angifuni abantu ngithanda kuba ngedwa...uma ngibuka umuntu uyaquzuka..sometimes abantu bayangisaba
@ndhlovujanamos3697
@ndhlovujanamos3697 Год назад
Siyabonga makhosi uqhubeke njalo
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi 7 месяцев назад
Makhosi syabonga kwande ,emakhosini❤
@juliedlala5771
@juliedlala5771 2 года назад
Siyabonga gogo kusekuleka xm.cubekelani phambhili. Julia lona
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza sisi
@sihlemkhize4063
@sihlemkhize4063 2 года назад
Ntomb'emhlophe, Ei wayichaza yacaca Makhosi siyabonga
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza
@kennethndadza9220
@kennethndadza9220 Год назад
Ngiyakuzwa mina makhosi❤
@bamphikabamazi3265
@bamphikabamazi3265 Год назад
Thokozani salukazi Sacela ukubuza mangabe unkumuntu idlozi lingafuni wenze imisebenzi yokucitha igazi manje wena uzoba hlanganisa ngani. Uthe imisebenzi ungenzelwa kubo nyoko or ko yihlo manje iyiphi indawo e kahle Thokoza 🙏🏿
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza ,ngicela ungifonele kuze sohlaziya inkinga yakho
@alexhlatshwayo3222
@alexhlatshwayo3222 Год назад
Ngizwa uMakhosi ethi umsebenzi wokubangwa iziDalwa awuwenzeli kini noma ekhaya koMama.Kodwa akasho ukuthi uwenzelaphi
@nhlanhlenhlezulu6425
@nhlanhlenhlezulu6425 2 года назад
Makhosi nguzulu Isibongo ngiphethwe izingonyama zase bukhosini sukufanale ngiqale ngithathe umsebenzi ongihluphayo ngifuna muntu ofembayo
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza
@noluthandovilane6346
@noluthandovilane6346 15 дней назад
Makhosi Gogo, this causes depression and end up not wanting to take the gift it’s not easy
@gladysdlamini-z3y
@gladysdlamini-z3y 9 месяцев назад
Thank you so much , this is helpful. Thokoza gogo
@NsikiMsomi
@NsikiMsomi 10 дней назад
Uwenzela kuphi makhosi ngicela usicacisele
@qaphelenimsomi3713
@qaphelenimsomi3713 13 дней назад
siyadideka kantuwenzelap umsebenz wokubanga zidalwa
@bhekibhekza8279
@bhekibhekza8279 7 месяцев назад
Thank you❤
@sifisondlovu3109
@sifisondlovu3109 3 месяца назад
Ngiyakuzwa futhi ngathi kuyezwakala
@AndiswaGashe
@AndiswaGashe 14 дней назад
Thokoza gogo andizwanga ukuthi usebenzi wezindalwa wenzelwa kuphi nini njani phi
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 2 года назад
Makhosi siyabonga kakhulu.. Yazi thina senza umsebenzi wokungena kabobaba and emuva kwalokho kwaba nomshana wami wavuka nephupho.. Lomshana waphupha ngilele komunye umuzi wesbongo fanana nesbongo sakababa kodwa ngilele etshanini.. Uthi umshana kwavela omunye umculi odumile ehamba nomunye umkhulu bephethe amanzi bezingilanda base bengithela ngamanzi befuna ukungishaya base bengibuyisela ekhaya Lana engihlala khona kabomama..
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza uma kuyisbongo esfanayo akusho olubi ngoma nimemeza abantu abagazi linye emsamu
@dumazilemavundla4311
@dumazilemavundla4311 Год назад
Giyabonga makhosi ginelesekile Mina njengoba ngibangwa zindala kumele ngiyozihlanganisa ngiyozihlanganiselaphi
@roselinemahlangu8449
@roselinemahlangu8449 2 года назад
Thokoza gogo 👏, ngicela ukubuza,manje lomsebenzi wokuhlanganisa labantu abadala,uwenzela kuphi,esigangeni mhlampe??ngicela impendulo bakithi🙏🥺
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza wenzelwa emfuleni la uzokwazi ukuthi kumenyezwe zonke izidalwa ngokuhlukana kwazo
@Christopherbendow-oo4tz
@Christopherbendow-oo4tz Год назад
Thokoza Gogo ngiyabonga kakhulu ngecazululo... Ngiya zama ku bhala isizulu kodwa i hear Gogo very clear... Mkhwande Gogo
@NomaliKanyi
@NomaliKanyi 22 дня назад
Manje gogo ukwenzela kuphi pho
@bhekumndenikubheka4066
@bhekumndenikubheka4066 Год назад
Sawubona makhosi Mdlalose🙏🙏 ngicela ukubuza uwenzela kuphi um'bango wezidalwa
@nolwandomthantyana2593
@nolwandomthantyana2593 10 месяцев назад
I would also like to know this 😢
@claytonvilla6312
@claytonvilla6312 2 года назад
Syabonga kakhulu makhosi 🤝🏼,saze sasindelwa kungenamuntu osnika I support
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Kuzolunga khehla
@NjabuloMasango-z6x
@NjabuloMasango-z6x 8 месяцев назад
Thokoza gogo, Mina bengicela ukubuza mawenza lomsebenzi wokuhlanganiswa kwezidalwa uwenanza koninalume noma ekhaya? Thokoza👏
@zothahneliswa1686
@zothahneliswa1686 8 месяцев назад
Manje gogo uwenzelaphi lomsebenzi uma ungenziwa kobaba...nakomamalume?
@sindisiwe99
@sindisiwe99 Год назад
Thokoza gogo NgicelA ukubuza lomsebenzi wokubangwa izidalwa uwenzela kuphi ?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza wenzelwa emfuleni ohambayo
@PaulinaBabedi
@PaulinaBabedi 2 месяца назад
Thokozamkhayakude ngizazi ngizalwa ka Malinga kodwa e phusheni Nathi ngiwakwa Zulu ngikhathazekile.
@MusaSimelane-v3v
@MusaSimelane-v3v 17 дней назад
Uhlanjululwa ngan n kwenteke langalinye naa
@nokuthulaagrineth652
@nokuthulaagrineth652 2 месяца назад
Kanti wenzelwaphi lomsebenzi
@TshepangNtseare
@TshepangNtseare Год назад
Ndiçela Gogo ukubuza umsebenzi wokubangwa yizidalwa wenzelwa kuphi?
@lebogangtlhapane7061
@lebogangtlhapane7061 Год назад
Siyabonga ngifunde kakhulu .
@xolopitso7386
@xolopitso7386 Год назад
Makhosi, waze wayichaza into esingihluphile abantu begeja besho izinto eningi.
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza
@phelelanintuli5613
@phelelanintuli5613 8 месяцев назад
Makhosi kanti wenzelwaphi lomsebenzi wokuhlanganisa izidalwa?
@sibonelosarahtlou2345
@sibonelosarahtlou2345 Год назад
Thokoza Gogo umbuzo uthi ngiwenzelakuphi umsebenzi wokubahlangani abantu abadala nakhona isilwane esinhloboni futhi esibululi buphi zibangakhi izilwane ?
@justpassing6643
@justpassing6643 Год назад
Thokoza Gogo, waze wayivusa indaba enkulu. Ngicela ukubuza ukuthi iyiphi indawo enhle eyokwenza lomsebenzi mekungamele wenziwe ekhaya
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Uyakwazi ukwenzela kumelaphi okusizayo noma emfuleni.
@SimphiweDubazane
@SimphiweDubazane 3 месяца назад
Wakhuluma ngami impela
@MzolisiCirha
@MzolisiCirha Год назад
Amen asibonge makhosi ngolwazi osinikeze lona olungaka, ake ngibuze makhosi uma uwenzela emfuleni umsebenzi wokuhlanganisa izidalwa uwenza ngesiphi isilwane and masuwenzile ngaso usesenjani masusihlinzile silahlwa or siyadliwa siphekelwa kuphi mesidliwa??
@RethabileMhlophe
@RethabileMhlophe Год назад
Thokoza makhosi ❤
@mzingisiwillysidumo-tx3sy
@mzingisiwillysidumo-tx3sy 11 месяцев назад
Thank u
@nolundifumba2185
@nolundifumba2185 5 месяцев назад
Gogo uwenzelaphi umbangwa wezidalwa??
@DeoNtombela-vw2xh
@DeoNtombela-vw2xh 10 месяцев назад
Ngicela kubuza makhosi utholakala kuphi
@SithembisoMbambo-i4s
@SithembisoMbambo-i4s Год назад
Haibo gogo ngaze ngajabula Ngicela ukubuza Izilwane zithengwa ubani? Ngakhona ukuzithengela?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
yebo uyakwazi
@zandilezandi6283
@zandilezandi6283 Год назад
Thokoza gogo waveza indaba enkulu lakuthina sekwenziwe angazi nkangaki on bunting bephuma komalume bengeniswa ekhzya kondwa litho kusambenda becela usicazele njenoba uthe zobhili lezindawo akumele wenzekhona kumele wenze njani kuzebasizakale thokoza
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Wenzela kumelaphi noma isemfuleni..thokoza.
@mbalizondo9106
@mbalizondo9106 Год назад
Makhosi kunjani uwenzela kuphi umsebenzi wokubahlanganisa
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Uwenzela kumelaphi okusizayo noma emfuleni
@lindomlindo7588
@lindomlindo7588 2 года назад
Washaya makhosi lento iyashlupha kakhulu 🙏
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza
@SaneliswaHlanze-mj3us
@SaneliswaHlanze-mj3us Год назад
Thokoza gogo ngicela ukubuza gogo umakuthiwa unedlozi wabona usakhula wasiziba isiphiwo sakho waze,waba mdala solo usiziba. ubese wenza njani umusufuna kusamukela usisebenzise
@lindomlindo7588
@lindomlindo7588 2 года назад
Ngcela ukbuza makhosi uwenzelaphi umbango wezidalwa
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
wenziwela emfuleni noma kumelaphi okusizayo
@nontethelelobhengu6919
@nontethelelobhengu6919 Год назад
Yoooh gogo inking engikuyo nkosiyam 😢😢
@lindiwebilankulu2859
@lindiwebilankulu2859 Год назад
Emakhosini ngiya bingelela Waze wakhuluma gogo my question is after uku bahlanganisa do I change my surname like my self I'm using my step father's surname he didn't pay I lobola
@nogcinilemarellia1302
@nogcinilemarellia1302 Год назад
Xa ungazokuwenzela ekhaya okanye kulomama Thongo uzokuwenzelaphi? Ndicela uchaze ngokubanzi Shlwele Camagu
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Kumelaphi okusizayo noma emfuleni.
@prudencematitwane1967
@prudencematitwane1967 10 месяцев назад
Malebo gogo❤❤❤
@portiatshabane8056
@portiatshabane8056 Год назад
Ngyathokoza Gogo. Ngicela ukubuza bakith ungangenzela yin lomsebenzi wokuhlanganisa izidalwa 😢?
@bonginkosimhlanga3832
@bonginkosimhlanga3832 2 года назад
Bekukhulumywa nami impela la
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza
@mfanisenisibiya303
@mfanisenisibiya303 2 года назад
Ngisacelukubuza mayeziboneyena ukuthusekhulile walala watholingane ngizofika ngithini kokhokhomkhulu
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Usho kanjani bhuti
@thabosydney3391
@thabosydney3391 2 года назад
Thokoza gogo 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@LumkaMxi
@LumkaMxi 23 дня назад
Thokoza gogo yenzeka apha kum ngoku
@thembasibanyoni4041
@thembasibanyoni4041 2 года назад
Thokoza . Awuzange usasho ukuthi lomsebenzi wenzelwaphi.
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Wenzelwa endaweni yamelaphi osuke ekusiza
@SwazelihleFuzula
@SwazelihleFuzula Год назад
​@@umkhanyakude-abangoma384sawbona gogo uyakwazi ukuwenza entabeni gogo?
@MusaSimelane-v3v
@MusaSimelane-v3v 17 дней назад
Thokoza gogotilwane tiph lotisebentissko n kwenteke kanjan
@notembantuli7952
@notembantuli7952 Год назад
Thokoza Makhosi, uma usithi lomsebenzi mawungenzelwa kulomalume nasekhaya kithi kumele wenzelwe phi pho?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Uwenzela kumuntu okusizayo noma emfuleni
@joycegubula8840
@joycegubula8840 2 года назад
Siyabongangolwazi usizakalanjani
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
0780046059
@luciajikumlambo4760
@luciajikumlambo4760 Год назад
Gogo ndicela undicacisele ukuba yintoni umhlonyane wenzelwani plz
@itsallabouttime1564
@itsallabouttime1564 Год назад
Uwenzela kuphi lomsebenzi wekuhlanganisa izidalwa gogo
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza uwenzela kumelaphi noma emfuleni
@khonzezulu9340
@khonzezulu9340 2 года назад
Uwenzela kuphi kanti Makhosi umcimbi wokuhlanganisa abadala?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Wenzelwa emfuleni, noma kumelaphi okusizayo
@mandlantsele1071
@mandlantsele1071 2 года назад
What if wena there's no one okulungiselayo...ukuthi ukishwe ko malume oye esibongweni sa kini... Thokoza Gogo
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza kmele wenze umbango wezidalwa kuze leyonto ingeke ikubangele izinkinga.
@zanelesimelane976
@zanelesimelane976 6 месяцев назад
Thokoza gogo hhayi inzima le oyisho namuhla angithwasanga ngiyaboniswa kodwa kubuya kube nzima ngoba inkinga bathi isibongo ngicabanga nokuyeka manje
@kasicastedvibepodcast4055
@kasicastedvibepodcast4055 2 года назад
Mawu khule komama waba abakhabo baba begakuwenzeleli lutho manje wakhetha side la Mama le dlozi walisusa ela baba ngexha yombango ngabe lungile lokho.
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Yebo uma ungakenzwelwa lutho usebenzisa isbongo saka mama.
@ziningimkhize3318
@ziningimkhize3318 Год назад
Syabonga gogo
@NtokozoMiya-fu2mv
@NtokozoMiya-fu2mv Год назад
Thokoza gogo cela ukubuza mubangwa izidalwa njengoba uthi uyabahlanganisa ukuze bangabi nesikhwele wenzelwa kuphi malingenzelwa kubo kamalume or lapho ekhaya kini
@petrusmnguni6737
@petrusmnguni6737 Год назад
Uma ungawenzi komalume noma ekhaya kini uwenzelaphi lomsebenzi wokuhlanganisa izidalwa uma kuno mbango
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
kumelaphi noma isemfuleni
@makhumalokhumalo9407
@makhumalokhumalo9407 Год назад
siiyabonga
@luthandoncayiyane8472
@luthandoncayiyane8472 2 года назад
Nami ngibhekene nale nkinga, impilo imile nje😔😔😔izidalwa zisibulalisa nge depression
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 2 года назад
Thokoza Kuzolunga sisi
@maymzila
@maymzila Год назад
Ngiyabonga Gogo utholakala kanjani 🙏🙏
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Год назад
Thokoza Gogo uwenzelaphi umsebenzi wokubahlanganisa?
@thembisileluthuli2297
@thembisileluthuli2297 5 месяцев назад
Pho wenzelaphi Uma ngawenzeli komalume noma ka baba wakho
@NcobiThuli
@NcobiThuli 5 месяцев назад
I think entabeni noma esgangeni uma uceda ukugeza bese wenza iladi khona lapho
@sphiwetouch1605
@sphiwetouch1605 Год назад
Ngicelaukubuza ukugezaidlozi kwenziwakañjañi
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
0780046059
@ZandileNkosi-s4j
@ZandileNkosi-s4j Год назад
Uwenzela kuphi cc
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Emfuleni ohambayo.
@treyngwenya258
@treyngwenya258 5 месяцев назад
@@umkhanyakude-abangoma384 uhlala ngakuphi gogo nginaleyo nkinga
@abramphiki2409
@abramphiki2409 Год назад
Thokoza makhosi
@andiswamasiza414
@andiswamasiza414 Год назад
Thokoza Gogo ngicela ubuza uwenzelaphi lomsebenzi wohlanganisa kwezidalwa ? ndiyacela Gogo yimi loyo obangwayo nomntana wami uyabangwa
@khulekanisizwe4802
@khulekanisizwe4802 Год назад
Makhosi,uma uhlanganisa izidalwa ezibangayo phezu kwami (a)ngicela ukubuza ngisebenze imbuzi noma Inkukhu? (b)Ezingaki? (c)Ubulili bazo?
@zamanandipha-lq9lq
@zamanandipha-lq9lq Год назад
Thokoza ndlazi
@ntombintshinga6283
@ntombintshinga6283 2 года назад
Gogo inzima lento gogo
Далее
Kuchazani Ukuzalwa Wembethe.[0780046059]
13:23
Просмотров 31 тыс.
Учёные из Тринидад и Тобаго
00:23
МАЛОЙ ГАИШНИК
00:35
Просмотров 553 тыс.
Babu Dokotela Tv   |   Hlanganisa Izidalwa
17:16
Просмотров 13 тыс.
Ningakujahi Ukufaka Abantu Abadala Ekhaya.[0780046059]
19:47
UKUBANGWA IDLOZI
16:20
Просмотров 8 тыс.
ISthunywa noku Fasta/Ukuzila Ukudla. [0780046059]
14:40
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
Просмотров 55 тыс.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14