Тёмный

Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu 

Gagasi FM
Подписаться 153 тыс.
Просмотров 71 тыс.
50% 1

The issue of imisamo engalungiseki is still a hindrance to impumelelo yabaningi.
Sithini isintu ngokungeniswa kwabantu abadala/amathongo ekhaya should kutholakala that umuzi awuqinile bacause izidalwa zekhaya azikho, zithetshuliwe or zasala emanxiweni amadala?
In conversation with izazi zesintu on Indaba With Alex Mthiyane

Опубликовано:

 

23 мар 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 56   
@frzuma8045
@frzuma8045 9 месяцев назад
Siyabonga kakhulu Mageba kanye Gxabhashe bengifisa ukuthi ngelinye ilanga kukhulunywe ngokulihlambulula idlozi nesithunwa umakade sisebenza sibuye sizike
@Ace_03717
@Ace_03717 2 года назад
Type of things I love watching ngabo 11 at night💜🍾
@ntombenhlenhlabathi5691
@ntombenhlenhlabathi5691 2 года назад
His aura uNdabezitha is quiet heavy... Isthunzi zakhe 👌
@NomvuyoMagini
@NomvuyoMagini 7 месяцев назад
Hawu wayishaya lobaba nami ngike ngayiyeka impepho.ngalayitha amakhandlela wodwa ngakhuluma bengiphethwe ngamapiles sekuphele.isonto acishe angibulala kodwa mnje sengikhanyise amakhandlela kuthule mnje
@user-cy6zg2kw6d
@user-cy6zg2kw6d 8 месяцев назад
Alex topics zakho ziyasinceda Buti Yaz I'm listening in Cptn siyazibongela keep up gud work Buti
@shemaneexpressdeliveriespt8869
@shemaneexpressdeliveriespt8869 2 года назад
Bakhuluma baqondisa kahle labaNumnzan'.. Thanks Alex uwenza kahle kakhulu umsebenzi wakho bhuti 💯
@alinamaseko8175
@alinamaseko8175 Год назад
Thokoza mkhulu umuntu o shonele ekhaya uyalandwa yini ngicela ulwazi mkhulu 👏👏👏
@mzikayisekhanyile1596
@mzikayisekhanyile1596 2 года назад
Good topic, to add Uma ungumuntu weslisa usuphuma inxiwa abadala Ubafakelwa uyihlo noma uyihlo omcane, ngokunjalo nentombazane, Uma uzalelwe komalume, umalume wakho izokubiikela umuzi noma ekufakele abantu abadala
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
@amandasyethemba9628
@amandasyethemba9628 2 года назад
Ngiyabingelela... Ngicela ukubuza akuthiwe ke usuqalile vele kushisa impepho njengo muntu wesfazane osekusele wena wedwa ekhaya... Lokho kungabe kusho ukuthi lutho umshado? Ngyabonga 👏
@mzikayisekhanyile1596
@mzikayisekhanyile1596 2 года назад
Once washisa impepho kini ungowesfazane bazoziqhelisa zonke izesheli, so umendo ngeke usaqhamuka bazowuvimba
@dineotsotetsi7385
@dineotsotetsi7385 2 года назад
Very interesting topic👌 much appreciated
@mziwakhemagengenene8811
@mziwakhemagengenene8811 2 года назад
Good topic. We learning here
@ntombenhlengwane3943
@ntombenhlengwane3943 Год назад
I Love this show
@mzwakhe3219
@mzwakhe3219 2 года назад
This topic hits the core for me
@user-sh4nn2ce6d
@user-sh4nn2ce6d 6 месяцев назад
Ngibingelele studio Mina bengingenisa umkhulu ngokumumemeza ekseni umtanami wentombazane umncane uthi uphuphe umkhulu angamazi bephoselana ibhola layikhaya
@NosandileMzamo
@NosandileMzamo 19 дней назад
Ndibuyile kobaba kuyenzeka UBA uphinde umsebenzi wobuyisa abantu abadala ngoku bona ezizinto zokubanomsindo kungavanwa family as whole uyaphinda na camagu
@dukeorlando5763
@dukeorlando5763 Год назад
GAGASI I USE TO LISTERN TO ELDERS SAID INDLELA IBUZWA KWABADALO BUT THAT WORDS DIDNT BEEN CLEAR ABOUT TILL I RESEARCH DEEPER ABOUT ME # KE MANG NNA , JANEEEE IMPILO.
@albertmwelase3528
@albertmwelase3528 Месяц назад
Hayi wemfo buyela komalume uyokhishwe but uxolise first than usuyokhishwa.
@albertmwelase3528
@albertmwelase3528 Месяц назад
Cha uyobika ekhaya ukuthi uhlala bazi ukuthi njengoba uphuma ungena bazise from ekhaya bese uykhuphuka ungene ubacele bangene ungabi ungaphili njengomdlwembe.
@njabulomoloi3799
@njabulomoloi3799 2 года назад
Ngiyafisa ke nikhulume ngokuhlanjululwa komsamo
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 2 года назад
Enye into enkulu kakhulu ebaxoshayo ngumsindo. Uma nihlala nigxambulisana bayahamba badube bahlale ngaphandle kwegceke.
@NosandileMzamo
@NosandileMzamo 19 дней назад
Wenze njani ke xa uphume kungemnandi kuliwa bese ubuyisa abantu abadala somwenze kanjani mageba
@edwindlamlenze7146
@edwindlamlenze7146 Год назад
Sanbona: Nayihlaziya yacaca engiythandayo yile yomsamo egazini ngoba leyasekhaya yimbambezela futhi kuyinkinga.
@edwindlamlenze7146
@edwindlamlenze7146 Год назад
From: Edwin Dlamlenze
@BethuelJabulaneNkosi
@BethuelJabulaneNkosi 4 месяца назад
Uma uthenge umuzi wakho esilungwini wenza njani na
@nkululekomkhululi8379
@nkululekomkhululi8379 2 года назад
Ngiyaz kahle lendoda uMageba🙌
@thandingema953
@thandingema953 Год назад
ngicela uchaze Nkululeko
@sarahsibisi4864
@sarahsibisi4864 9 месяцев назад
Ngingahla ngamakhanlela anjani enqashweni
@xolaniwonderboynene-lp6yi
@xolaniwonderboynene-lp6yi Год назад
Ngiyabingelela Mkhulu. Uma ubaba wam akhipha I mbuzi nezinkomo ezimbili ngenxa yokuvuma icala lakhe. Siqhubeka kanjani lapho.
@madgelinegati4490
@madgelinegati4490 2 года назад
Can I ask this when an healer tells u that in your house there's isilwane then umuntu o thwasile won't help its dangerous for that healer they say we must get someone who knows about imithi nje then it means there's no one who vn help
@thandimdladla6313
@thandimdladla6313 Год назад
Ubaba akasitholanga sibusiso ngenxa yokunge zwani manje sithola ukuthi kuthiwa abadala abekho siyahlupheka siyagula kuvalekile konke
@puritytabete2149
@puritytabete2149 Год назад
Ngicela ukubuza.... ingabe yonke imindeni iyasiifaka isiphandla
@dradibossa638
@dradibossa638 2 года назад
This is a deep topic that most people don't understand. I don't even think that even think the panel don't even understand this the depth of this subject matter. But let me drink my water and keep quiet.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
@xolanihlongwa2438
@xolanihlongwa2438 2 года назад
Xhabhashe usekha nenzika phansi.ziqhathwe kahle noMageba unesizotha
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
@dumsanivilakazi3938
@dumsanivilakazi3938 2 года назад
Thanks for the topic but I disagree because abadala or izithunywa or idlozi is one thing just using different names
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
@londygasa9574
@londygasa9574 Год назад
Une information encane bhuti next time keep your opinion to yourself. Ull milead people
@darkiembanyana1468
@darkiembanyana1468 Год назад
@@vusimngomezulu2500 Mfiso kuba yinkinga ukufunda ibhayibheli ube ufunda phezu kwamagama
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@darkiembanyana1468 Yikuphi ukufunda phezu kwamagama la we Mbanyana?
@zethembeshandu6858
@zethembeshandu6858 7 месяцев назад
​@@vusimngomezulu2500Ubani owabhala ibhaybheli, elibhalela banj? Before ibhaybheli came into existence, besiphila kanjani singa Ma-Africa? Ikuphi la kwaguquka khona izinto, and ziguqulwa ubani?
@Entaneni
@Entaneni 2 года назад
Umbuzo uthi ubafaka njani endlin ukuba ophehle amanzi ngomnye womndeni kwaye ukhona asimazi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
@Entaneni
@Entaneni Год назад
@@vusimngomezulu2500 unesiqinisekiso siphi esoba ngu nkulunkulu lobebhala lonto enganayo ne dates
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@Entaneni Ibhayibheli lithi liphefumulelwe uNkulunkulu 2thimoty 3:16-17,nakuba asebenzisa abantu ukulibhala kodwa abakubhala kwakubuya ku Nkulunkulu not kubo 2PETER 1:20-21,yingakho ibhayibheli lithi liyizwi lika Nkulunkulu Psalms 119:105,John 17:17.
@Entaneni
@Entaneni Год назад
@@vusimngomezulu2500 yendoda sundibhudela nge Bible ndibuza ngabantu abadala wena uzondichazela ngento ongayaz siphila inyaniso apha asiphili bible niyahlupheka nihamba nisithi unkulunkulu uthi and bendingabuzi kuwe kwedini
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@Entaneni Yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli king?
@tlalengmoloi9641
@tlalengmoloi9641 2 года назад
Ngicela ukubuza kubobaba ukuthi uma ngifaka abantu abadala ekhaya kumele ngicale kwelinye lamathuna ngibike khona noma ngivele noma kumele ngivele ngenze ekhaya?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.
@sarahsibisi4864
@sarahsibisi4864 9 месяцев назад
Ngingahla ngamakhanlela anjani enqashweni
Далее
How To Communicate Nabantu Abadala | Indaba Yesintu
51:34
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
47:34
Просмотров 31 тыс.
小天使和小丑离家出走#short #angel #clown
00:36
Liyini iladi or Itiye Labangasekho? | Indaba Yesintu
48:17
UKUBALULEKA KWEMBELEKO KUMUNTU
19:24
Просмотров 12 тыс.
Ukuhlaziywa Kwamaphupho | Indaba Yesintu
51:01
Просмотров 39 тыс.
Umsamo Encounters   E7 - Imicimbi Yesintu
19:28
Просмотров 81 тыс.
Ukungeniswa kwabantu abadala nokubikwa komuzi
5:18
Просмотров 5 тыс.
Isithwalo Senyosi - Dr Ngonyama
21:30
Просмотров 17 тыс.
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 179 тыс.
小天使和小丑离家出走#short #angel #clown
00:36