Тёмный
No video :(

UKUNGENISA ABANTU ABADALA - PART 1 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 100 тыс.
Просмотров 40 тыс.
50% 1

Kubalulekile futhi kujulile ukungenisa abantu abadala

Опубликовано:

 

25 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 84   
@sbusisokhwela7227
@sbusisokhwela7227 3 года назад
Hayi ubekile mfokaMbanjwa ivuthiwe impela lenkulumo yanamuhla (Big up Mpunga yesintu wena wasilethelwa inkosi ngempela ume njalo Baba ungapheli amandla) syabonga 🌟🌟🌟🌟
@thabsilesithole1131
@thabsilesithole1131 3 года назад
Ngiyabonga mpunga saphela kudlala abantu befuna inkece ngicela uqhubeke nalesihloko ngathi ukhuluma Nami qho makwande 🙏🙏
@sambulomngadi9595
@sambulomngadi9595 3 года назад
Nayi le topic !!👌👌👌🙌🙌
@msawenkosinyuswa3161
@msawenkosinyuswa3161 3 года назад
Siyabonga Fuze, Mpunga yolwazi olujulile. Kufanele ngike ngizame ukukuxhuma ngize eMpelandaba ngiyakdinga
@sandilemzwandile1591
@sandilemzwandile1591 3 года назад
Mpunga Siyabonga... ngisekhona mnewethu. Impangeni ikuvumi👑
@sim3702
@sim3702 3 года назад
Just the topic I was looking for, makwande Mpunga. Umdali asigcinele wena
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 3 года назад
Thokoza Mpunga, siyabonga zinhle futhi zimnandi izimfundiso zakho. Akwande!
@SbusisoNdimande-j2c
@SbusisoNdimande-j2c Час назад
Njani mkhulu ngiqela ukwazi ukuthi uma ekhaya ungekho umsamo ende ufuna ukubangenisa uqala ngokwakha umsamo qala na ende ubalanda kuphi nendawo ngoba sihlala nabazali mara ngathi ulwazi abanalo thina sifuna ukwenza loko ngoba kunzima kithi abantwana ekhaya siza mkhulu kubi
@manhlabathi1112
@manhlabathi1112 3 года назад
Syabonga kakhulu ngolwazi osipha lona Mpunga yesintu. Izinto eziningi ziyacaca manje ukuthi kmele sizenze kanjani. 🙏
@duduzilehlongwane3943
@duduzilehlongwane3943 3 года назад
Ngiyabonga kakhulu mkhulu khani ngilalela kahle....siyakhula Mpunga kwande baba...
@mbalenhlemakhubo5472
@mbalenhlemakhubo5472 3 года назад
Siyabonga bhuti ngempela sikleza ko gwensile uyasipha umhlahlandlela
@sthabilemkhize2510
@sthabilemkhize2510 2 года назад
Ai siyabonga ngezifundo esizitholayo. Kusakuningi engisafisa ukufunda ngakho
@emakhosiniakamemela7152
@emakhosiniakamemela7152 2 года назад
Angibingelele. Ngicela ukuzwa kwenziwa njani Uma omdala onemvumo yokushisa impepho etshelwa ngenhlambuluko nokungenisa abadala enqaba engahlali ekhaya behlupha abakhona ebaxosha ngisho unina nomakoti wamfowabo ongasekho. Abesifazana bodwa abahlala ekhaya abashisi mpepho
@letalwandle4553
@letalwandle4553 2 года назад
Profound information. Siyabonga Mpunga Yesintu.
@SamsonMasuku-hs7vb
@SamsonMasuku-hs7vb Год назад
Kuya Swakala Izincwadi Zibomalini Baba
@snolwazimadonsela721
@snolwazimadonsela721 3 года назад
Sebebonge konke, mina ngisacela ukubonga nengoma mpunga 😊🙏🏾
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
🤣🤣🤣
@nomzekelomlahleki2035
@nomzekelomlahleki2035 2 года назад
Masibonge Mpunga
@lumkaluzipho475
@lumkaluzipho475 3 года назад
Wow, I needed to hear that. Ngiya cela wande ngaso sona lesihloko... Uma kuthiwa abantu abadala abekho ekhayeni, bangcwatywa then zange balandwe kuye kuqalwe ke phi! Seku kudala bavela kimi bathi abekho ekhaya bafuna ungena, asazi kwenziwa njani
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@manqobablessing5719
@manqobablessing5719 2 года назад
Mengekho mandla embuzi kumiswa kanjani lapho
@thefeathersoftfamily8078
@thefeathersoftfamily8078 2 года назад
Siyabonga ukusikhulisa ngokwazi
@mthokozisimthokoh5490
@mthokozisimthokoh5490 3 года назад
Mina baba umpunga yesintu ngicela kuthi ngibuze ukuthi uma sekugezwa phakathi komuzi kugezwa ngani, nomuzi ugezwa ngani..nokuthi uma sebengeniswa abantu abadala iluphi loluhlamvu olusetshenziswa oluphatha imimoya yabo,ngabe ilona yini leli eligezwayo uma sekugezwa bona ngaphambi kokuthi kugezwe laba bomndeni abasaphila ngokwenyama🙏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7::7-9,13.
@olgamotloung8485
@olgamotloung8485 2 года назад
Ngino kubona abantu ba faka ispandla after umsebenzi umbuzo wami nanku sivumelekile ukufaka isiphandla singabesuthu Sivumelekile ukuhlaba imbuzi masiyenza umsebenzi singabesuthu
@marianoxx2884
@marianoxx2884 3 года назад
Ay cha ngiyafunda impela ngiyabonga impela ngokusichuphela ama videos. Especially for ùs esikhuliswa lakungekho abantu abadala.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@nwmbathambatha1717
@nwmbathambatha1717 3 года назад
Mpunga ngicela ungicacisele bangeniswa kanjani abantu abadala Mbatha e loskop
@sbonelomkhize8672
@sbonelomkhize8672 3 года назад
Ayi uyibeke yacaca. Ulwazi luwukhiye. Yabona le yesithebe cha bengingayazi... Umbuzo enginawo uthi ungakwazi yini ukuhlambulula umuzi ngenyongo yenkukhu?
@fikilenzuza4917
@fikilenzuza4917 3 года назад
Hay Gcwabe angikholwa. Inkukhu inawo yin umswane?
@sbonelomkhize8672
@sbonelomkhize8672 3 года назад
@@fikilenzuza4917 cha, uma uhlabulula umuzi Impunga ithi uma kukhona okusizayo. Kuhle ukth akuzame noma ingeziwasho. Kanti futhi ungayithathi kancane inyongo yenkukhu. Kusho ukth wena uthi imbuzi yini engahlambulula umuzi kuphela? Or imina ongakuzwa kahle? 🤔
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Awukwazi
@melikayamakeleni7074
@melikayamakeleni7074 Год назад
Molo Tata, enkosi ngeendaba ezakhayo. Ndinombuzo, xa usenza umsebenzi wohlambulula udinga ni ?
@andilecliffordmdima8834
@andilecliffordmdima8834 2 года назад
Uma sifona baba foni ayibanjwa
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 года назад
Hayi Julie mpela ifuna Mina le
@marianoxx2884
@marianoxx2884 3 года назад
Sawubona Mpunga. Ngicela ukubuza hle. I was born out of wedlock my mom married to another man azange angilobole kodwa i was raised by him ngikhuliswe wuye. My biological father passed. As impilo ingekho kahle ngiphuma ngihlangana nenkinga yokuthi anasekhaya bayakhala ngami abangiboni futhi abakhoni ukungipha nokungivikela since nginga acknowledge nakuloku ebangipha kona if i put it right. Then kwaphuma indaba uokugegwa for ukudlula kwakababa. Ngihlezi iskhathi ngingamdlulisi lomsebenzi ngiwudkulusile. I recently went somewhere and basakhulumisa imbuzi. Angishadanga kodwa ngihlala endwaweni yam.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
@mendonoko4869
@mendonoko4869 3 года назад
ImpingA yakwantu...mhlekazi mna andiqondi u gogo bathinini mbatha angaza kuwe plus no Babu Dokotela tv
@bunduslavemedia8738
@bunduslavemedia8738 Год назад
Thokoza Mpunga yesintu. Ngithi angbuze mawuthi isithebe senziwa ngoba usuzibonile izinpawu zokuth bangile abantu abadala kushuth awusenzi ngosuku lokubangenisa?
@manqobaxulu3637
@manqobaxulu3637 3 года назад
Baba siyabonga ngokuhlala usikhulisa ngolwazi lwesintu sakithi. Ngicela ukubuza ukuthi umake bethathwe umthakathi wabaphendula wenza bengani naki nina banifulathele. Ikhona yini indlela yokubahlambulula babuye bangene ekhaya.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 года назад
Hayi kodwa alitholakali Mpunga nabo Nkomose masilifuna alisiphenduli ngoba sidings usizo
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Usho efonini
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 года назад
@@impungayesintutv lanxa ubhala nje abakuphenduli ngoba sidinga usizo Mpunga
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 года назад
@@impungayesintutv yebo
@olgamotloung8485
@olgamotloung8485 2 года назад
Sawubona Mpunga ngoba thina abesuthu sihlaba imvumasiyenza umsebenzi ngizwa ukhuluma ngembuzi umbuzo wami nanku nathi sivumelekile ukusebenzisa immbuzi singabesuthu naah Mpunga?
@mandisasphelo9724
@mandisasphelo9724 Год назад
Uma bengangenile senzenjani ukubangenisa futhi
@nduzah47
@nduzah47 3 года назад
Impungaaa!!! Cha weMpunga uyazi kuyasho ukuthi uhlelekile nasempilweni Yakho uyazi njalonje I background yendaw osukushuthela kuyona ihlal I clean ngingazi noma kwenziwa ukungaboni. . Ngiyancoma nje mnewethu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@bro-mviemdawini5020
@bro-mviemdawini5020 3 года назад
Sikleza ko Gwansile ngicela ukuchazelwa kabanzi ngalesisisho
@sibusisomabaso2950
@sibusisomabaso2950 3 года назад
Ngiyabonga
@sibongilekhuzwayo2678
@sibongilekhuzwayo2678 2 года назад
Mina ngingumuntu wesfazane angikahle nobhuti wam okumele angibikele umuzi wam nabantwana bami,ubhuti usebenzisa amakhambi angcolile ngenzenjan ukubika ikhaya
@prohgumede9375
@prohgumede9375 3 года назад
I nkosi ikubusise siyabulela sifunda lukhulu ezifundisweni zakho
@nomthunzimhlana8155
@nomthunzimhlana8155 2 года назад
Ngiyafisa ukungena kuleMpunga yeSintu
@mthokozisishabalala130
@mthokozisishabalala130 3 года назад
Mpunga yesintu sicela uPart 2
@viweoyama5840
@viweoyama5840 2 года назад
Siyabulela ngolwazi Tata. Ndinalombuzo.kuyakwazi na ukuba athi ugobela mabayolandwa abantu abadala yifamily nabo ngebhokhwe ehlathini kubekho nenkomo esawbuya ixhelwe ekhaya yona ibhokhwe ixhelwe iphekwe ehlathini kubuywe nofele?kuyenzeka na nangoluhlobo?
@patricksiko8154
@patricksiko8154 3 года назад
Enkosi bawo
@marymlangeni4372
@marymlangeni4372 2 года назад
Sawubona siyini isithebe futhi kudingeka ini uma wenza wona lomsebenzi
@olgamotloung8485
@olgamotloung8485 2 года назад
Mpunga ngake nga yenza umsebebzi woku bonga umsebenzi wa belungu manje bengingazi ukuthi ngizohlaba ini ngahlaba imvu ne mbuzi zoyi 2 ngoba ngezwa ukuthi imbuzi hiyo eyenza umsebenzi then imvungayihlaba ukuqhina isiko le sisuthu anfazi ukuthi ngayenza kahle noma kanhani Mpunga? 🤔
@gugulethumahlangu5646
@gugulethumahlangu5646 3 года назад
Singazithola i'ncwadi ezi audible? Ngiyabonga
@inhlulamgabashe9632
@inhlulamgabashe9632 3 года назад
Ngiyakhuleka kwadala nabancane kulomuzi Ngithi angidlulise ukuthi nami kuleliviki eledlulile bengenze wona umsebenzi wokufaka abantu abadala kodwa ke kusethangeni elisha Ngosuku lokuqala ngiwenzile umsebenzi ngibe nesibonakaliso ngaphupha amanzi acwebile eze eluhlaza isibhakabhaka as if iswimming pool n ngezinsuku ezilandelayo ngaphupha ngiseskoleni ehigh school or ecollege emva kwezinsuku ezintathu kwangena inyoka abanye bathi inhlwathi egrey n white ngayishaya ngayibulala ngayishisa ngabikela umuntu obengifakisa wangigxwka wathi kmele ngyoxolisa ngoba ibona abadala ebebeziveza Wangingika umuthi mhla sibafaka wokuphalaza ngiqhume wathi angiwusebenzise 7 dayz kwathi mhla ngiphothula ngaphupha abantu abaningi engathi baseklinikhi kodwa bakhulelwe lababantu
@nolizwethabethe1091
@nolizwethabethe1091 3 года назад
Sibonge ngakhulu mpunga yesintu ngesihloko esibalulekile, ngicela ukubuza la kwenzeke ukuthi uma sigeza ungagezi wonke umndeni ngenxa yokungaboni ngasolinye, lokho kungawuphazamisa umsebenzi wokungenisa abantu adala?
@philaninqaba5270
@philaninqaba5270 2 года назад
Impunga! yazi mina ngisala lapho sekwenziwa isithebe sabo kuthi khona kuqhutshwa njani
@ntombizonevenkile9011
@ntombizonevenkile9011 2 года назад
Watsho kwavokotheka mkhulu kodwa ke uba kukho umntu othwele onesilwana sakhe pakathi kweli khaya sosigxotha njani kuqala bazokwazi ukungena abantu abadala ?
@innogumede9921
@innogumede9921 3 года назад
Ngicel usizo lokulungisa idloz
@audreytaylor4766
@audreytaylor4766 3 года назад
Impunga yesintu ukuphi nendawo ? Or kukuphi nendawo eMpelandaba
@dumisanindlakazi8464
@dumisanindlakazi8464 3 года назад
Bab mbanjwa uma sebebuyisa izimpendulo zokuthi bangenile Bantu abadala kade nibangenisa egcekeni bazobuya/bazofika kubani kumbe bazotshela bani njengoba sibaningi kangaka layikhaya?
@mthokozisishabalala130
@mthokozisishabalala130 3 года назад
Okunye Mpunga Yesintu, ingabe abantu abadala abesilisa noma owesifazane balandwa ngoMlahlankosi noma kukhona abalandwa ngolunye uhlobo lwesihlahla?
@dumisanindlovu3737
@dumisanindlovu3737 2 года назад
Ngokuzithoba okukhulu ngiyabingelela kubaphathi labalandeli be channel enkulu kangaka,,,,, ulwazi injula buchopho obuqukethwe lapha buseqophelweni eliphezulu kakhulu... mins ngingomunye wabantu abakhule bengasazi isintu kumbe abazali bami abasilandela manje kuyacaca kuthina ukuthi izinto azihambanga Kahle ekuqaleni unmistakable nje empilweni zethu njengabantwaba. Angazi ngingancedakala kunjani ..Ngixolise ngibhala ngesindebele.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@nkosikhonantombela6254
@nkosikhonantombela6254 3 года назад
Zimali lezincwadi ngayinye ngayinye including postage
@mendonoko4869
@mendonoko4869 3 года назад
Mna Mpunga Yesintu cela buza .ababantu badala ingaba ngamadlozi or ngama Thongo?
@LILREMAlNS
@LILREMAlNS 3 года назад
He was spitting mad bars in the beginning 😂😭
@manqobainnocentmbutho509
@manqobainnocentmbutho509 2 года назад
🤣iRhyme ne Flow🔥🔥🔥
@mthokozisishabalala130
@mthokozisishabalala130 3 года назад
Ingabe isiphi isikhathi noma amahora amahle okulanda abadala? Ingabe kumele kube entathakusa(3am to 5am) noma kungenziwa emini nje?
@mndenigama2535
@mndenigama2535 3 года назад
Ngicela ukubuza ukuthi ngabe umsindo weRadio uyabaxosha yini abantu abadala ekhaya bagcine sebephumele ngaphandle noma bahlale esibayeni?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@bongmusandlovu2742
@bongmusandlovu2742 3 года назад
Ngcel ukbuza mpunga...lentshitane abasuke befakwa ngayo iyahlatshwa idliwe noma kunolunye uhlelo ngayo?
@siyandavilakazi1036
@siyandavilakazi1036 3 года назад
Ngyabonga Mpunga......ngicela ukubuza uma kuzodilizwa noma kudilike indlu yangenhla(Yabadala),isimo sokulungisa siqala kanjani ngoba kumele ilungiswe indlu?.🙏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@seipatticlericeofficial9112
@seipatticlericeofficial9112 3 года назад
KUSALE UKUTHI MABEGEZWA NGEZINKUKU KWENZIWA NJAN NGAPHAMBI KOKUTHI ULINDE IZIMPAWU?😞😔
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
@braveheroesofthewild160
@braveheroesofthewild160 3 года назад
Mpunga yesintu. Ngicela ukubuza ukuthi uma unika imbuzi ihlahla okuyilona eliphethe umnikazi muzi(umlahla nkosi/umphafa) abany bayaye bethi uma imbuzi ilidla uphawu lokuth bangenile uma ingalidli kabangenanga ngicela ukubuza ukuth kuyi qiniso yini lokhu
Далее
Ukuhlaba Izimbuzi eziningi uma wenze umsebenzi
22:32
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
C’est qui le plus fort 😂
00:18
Просмотров 4,6 млн
BAYATHETHISWA ABANTU ABADALA
19:24
Просмотров 24 тыс.
AMAWELE OOFAKU - KWAMKELWA INKOMO PART 3
2:26
Просмотров 27 тыс.
Umuthi woMsebenzi, Babu MABENA , Khulisa Induku
26:33
Просмотров 2,8 тыс.
Ligezwa kanjani iDlozi_Mfundisi Ntombela!
8:20
Просмотров 61 тыс.
Ningakujahi Ukufaka Abantu Abadala Ekhaya.[0780046059]
19:47
INHLAMBULUKO NENDLELA EYENZIWA NGAYO
28:57
Просмотров 23 тыс.
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 187 тыс.
Imali Esheshayo - Dr Magejageja
13:11
Просмотров 11 тыс.