Тёмный

Ukuphupha Amaphupho Empumelelo.[0780046059] 

uMkhanyakude-Abangoma
Подписаться 32 тыс.
Просмотров 69 тыс.
50% 1

Umkhanyakude-Abangoma
For Enquiries contact
Makhosi Mdlalose :0780046059 /0815953459
Thokozani

Опубликовано:

 

15 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 139   
@JohannaKodisang-s6r
@JohannaKodisang-s6r Год назад
tkokaza gogo iphupho lami ngiphuphe ubaba nomama abasekho emhlabeni ngiphupha bathi kimi abangilahlanga banami ubaba ubephethe isinkwa
@DorisNgcobo
@DorisNgcobo 2 месяца назад
Thokoza gogo ngicela ukbuza kuchazani ukphupha umuntu emisa imoto brse ethi woza sizophuza itiye avele adonse isbamu adubule ngshayekile engalweni ngaphaphama ngbaleka thokoza🙏🙏
@SimphiweMnyamane-wb1rl
@SimphiweMnyamane-wb1rl 5 месяцев назад
Thokoza gogo, ngiphuphe ngihamba nomuntu wami nabanye ababili ,sisedolobhi, mina ngaphazamiseka angasalela emuva , so,ngithi yababheka angisababoni, kodwa besingabantu besibuyela erenke ,siyogibela, manje mina sengiyaduka ,angisayazi, ingakuphi ,I renke, ngihamba ngibuzisa kubantu, kusho ukuthini Loko,
@josephmothabeng3580
@josephmothabeng3580 2 месяца назад
Nga phupha umkhulu wame engipha e ring ngaefaka emonwene omqane ngambonga ethi ngeyame ngethandaze ngayo .e ring ye gold
@SiyabongaXaba-y9o
@SiyabongaXaba-y9o 2 месяца назад
Thokoza gogo ❤ngicela ukubuza uma uphupha uhlinza inkomo unomuntu wakini ongasekho ngabe kusho ukuthini lokho
@BonkheMabuza-s2q
@BonkheMabuza-s2q Месяц назад
Amen ingabe kusho kutsini ukuphupha unatsa/uphuza utjwala besintu.
@zandilenkambule3834
@zandilenkambule3834 Год назад
Makhosi ngiyathokoza ngicela incazelo kunali iphupho ngiphuphe ngisendaweni emhlophe lakumele ngabe kuba ngutshani khona kumhlophe ngase ngibona abantu abaqoke izembatho zase Zion befakwa emanzini amanye kuyimpophomo ngase ngiya nami ngavinjwa ngumunyu engathi ngibophe intambo ibhidani wangibuza ukuthi ngiyifakwe ngubani ngathi ngayiboniswa vele leyontambo ngiyifakile ngase ngiya lakunabanye khona abangeniswa emanzini ngavinjwa futhi ngomunye wathi angikhiphe u 2 rand ngamnika ngase ngizobona sengisemanzini kodwa ngiqunu bekungewona amanzi ahambayo bekungathi asemgodini njengesiyalu amanye ehlela emahlombe ami ngiyaxolisa ukwelula ngenzela ukuthi lizwakale kahle🙏
@gabisilemagudulela
@gabisilemagudulela 6 месяцев назад
Thokoza gogo Ngicela ukubuza ngiphuphe ngishada bese kodwa umyen ubengekho kuthe kisuka ngahliswa kibukhazikhazi bestulo ngihamba kured capet ngagcina ngiphiwa imali emhlophe nengamaphepha nginikwa abazalwane nakhona kukhona namandiya
@UyandaMaliwaNicole
@UyandaMaliwaNicole Год назад
Thokoza gogo xa uphupha inyosi zikwegqumile kodwa zingakutyi kutsho ukuthin camangu gogo
@SalaniSithole
@SalaniSithole 11 месяцев назад
Emakhosi mina ngcela ukbuza kuchazan ukphupha ufasa amateku kodwa ungawaqgoki engathi ufakanje amafosi ngyazthoba endlondlweni🙏
@MbaliMkhize-y7n
@MbaliMkhize-y7n 2 месяца назад
Ngiphupha ngisemgedeni kuqamuke inyoka emhlophe yeka esihlahleni iza kimi mangicasha ngesihlahla ingilandela
@lukhelesanele.6742
@lukhelesanele.6742 Год назад
Thokoza gogo mina ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha tornado sekuze kwaba 2 times🙏
@SteveQwabe
@SteveQwabe Год назад
Gogo yathokoza igama usteve qwabe Empangeni Uma uvuke nephupho Lana uphiphe ngishada nomuntu wesfazane sufake ingubo yonshad emhlophe kodw inkinga bekungadiyena Lona ethandana naye manje yahlupha lent ukuthi ichazani ngathokoza Uma ngathola ulwaz yabonga
@eshmonkhumalo5788
@eshmonkhumalo5788 Месяц назад
Ngiphuphe ngiboniswa umbila obomvu kuthiwa ngiwubale ngamunye ngamunye, kodwa omunye yawo lombila ubuhlangene nomhlophe angazi ukuthi lisho ukuthini lephupho
@SlindileNontando
@SlindileNontando Год назад
Thokoza gogo mina ngaphupha umthandazi enginika imali ethi angiythenga amaqanda nobisi wakuhlanganisa wathi ngizogeza ngakh
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza kumele wenze njengoba ubonisiwe khona la uzosizakala khona...thokoza
@sangwenicebot3204
@sangwenicebot3204 11 месяцев назад
Namhlanje ngiphuphe umama nobaba uma Siya ku odirapu Athi umama uywuthinta uvele uphuke onke amaplangwe
@LandiweSylviaNgwenya
@LandiweSylviaNgwenya Месяц назад
Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuphupha uphethwe ushukela brown nomhlophe brown ngiphisana ngawo ngisala nomningi futhi nomhlophe thokozani gogo
@AQHAMATOTI
@AQHAMATOTI Год назад
Thokoza Gogo. Ndiphuphe nyoka enemibala emibini black and red isiza ngakum but yaphinda yajika xandijonga sekuphinda kuvela egreen ihamba
@thandekatatskhoza4282
@thandekatatskhoza4282 11 месяцев назад
Thokoza Gogo Kushoni kuphupha ubuyesbhedlela unengane utete ingane yomfana..bajabula khabomtfwanam banglungisela langtolalakhona..thnc
@menzikhumalo1585
@menzikhumalo1585 8 месяцев назад
Thokoza Gogo siyabonga kwande emakhosini👏👏👏 Kusho ukuthini uma uphupha ubamba ofishi ababili ngesikhathi esisodwa kdw laba abamnyama ibabuli nakhona ungase bridge(ini) elihlukania imfula embili?
@VuyiswaMdebuka-ye4qg
@VuyiswaMdebuka-ye4qg Год назад
Thokoza Gogo ❤️ ngicela ukubuza ingane yasekhaya Ilokho uphupha ingane yayo ngathi ilahlekile libuye for 3days thokoza Gogo
@joycemoyikwa8601
@joycemoyikwa8601 Год назад
Thokoza gogo ngicela ukubuza Mine ngiyaphupha kodwa ekusen ngivuka ngingsaz ukuthi ngiphuohen ekusen Amen Gogo 🙏
@LindaMaseti-ty5oc
@LindaMaseti-ty5oc 2 месяца назад
Thokoza Gogo kunephupha lindoyikisayo ndiliphuphe some months ago ndiphupha ndibona Bantu basekhaya ababhubhayo behleli kunesitulo acaleni kwabo bathi mandizohlala ecaleni kwabo ndaye ndabaleka qha ngathi andikwazi baleka but kade andibambe cc wam lo ndileqayo wabhubhayo
@IssaAbdlhamaniMaingo
@IssaAbdlhamaniMaingo Месяц назад
Thokoza emakhosini ngicela ukbuza kuchazani Uma usensimini yombila esivuniwe udla imfe or amabele
@ThandekaButhelezi-di7tz
@ThandekaButhelezi-di7tz Год назад
Thokoza Gogo ngcela ukbuza kuchazani ukuphupha udutshulwa
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Khona umuntu osuke ekugadla ngemithi...thokoza
@wendyntuli
@wendyntuli 11 месяцев назад
Thokoza gogo, ukuphupha indwangu yezitsha uyiwasha kodwa ingacolile
@ThandiweMbutuma
@ThandiweMbutuma Месяц назад
Thokoza gogo maphupha I bokisi yomngcwabo isendli kuyini oko
@Phindile-c2i
@Phindile-c2i Месяц назад
Ngyabonga makhosi kuphupha wehla
@MantombiMpala
@MantombiMpala Год назад
Thokoza Gogo xa uphupha iblorho enamanzi amaninzi ingathi uzakutshona kuwo lamanzi qho ĺithetha ntoni liana liphindaphinda Thokoza gogo
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza cela ungisendele i voice note kuze ngizo understand kahle
@sabelomngoma2219
@sabelomngoma2219 5 месяцев назад
Thokoza gogo, cela ukubuza ukuthi ukuphupha uhhala amavamvu egcekeni kuqondeni
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 Год назад
Ey Gogo mina ngikhathele ukusebenza kanzima,akho mpumelelo noma amaphupho aveza inhlanhla
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Ungapheli umoya sisi..ulandlele izinto oboniswa zona emaphushweni...thokoza
@zimkithagubudela
@zimkithagubudela Год назад
Ndicela ukubuza uma uphupha uhamba endaweni indlela embi enamatye eyehlelayo ngk uyosaba ukudlula sengathi uzoshelela uyowa
@JosephinahMasina
@JosephinahMasina Год назад
Ngiyabonga gogo incazelo
@DimakatsoM-r9c
@DimakatsoM-r9c 11 месяцев назад
Thokoza hlozi seya bonga ka makhulu nga ma phuphu makuyande 🙏🙏🙏❤️
@mandisamtshali-x3f
@mandisamtshali-x3f 11 месяцев назад
Amen mama kuchazani mawuphupha ugeza empompini uzithele ngebhakede
@ArmstrongArchie
@ArmstrongArchie 4 месяца назад
Thokoza gogo ngicela incazelo uma uphupha ubona inyoka enkulu iphakathi kwamanzi n umbala wayo ( brown
@AndilePromiseNtombela-th4xr
@AndilePromiseNtombela-th4xr 10 месяцев назад
Thokoza gogo ngicela ubuza ukuphupha lomuntu ethiwa isiphiwo
@cindyloupercindylouper2909
@cindyloupercindylouper2909 Месяц назад
Thokoza gogo ngcela ukubuza ukuphupha ukhuleka kwisibani esimhlophe kuchaza ukuthini
@sbongileskhosana6273
@sbongileskhosana6273 Год назад
Thokoza gogo mangithi ngjyabuza enkonzweni umphathi wami athi yena akazebenzi ngezangoma
@MichaelNgomane-pd3zp
@MichaelNgomane-pd3zp 5 месяцев назад
Thokoza mine ngiphupha tinyoka letinengi ngiyatibulala letinyoka.
@NtombenhleMakhubo
@NtombenhleMakhubo 3 месяца назад
Thokoza makhosi ngidikizelwa isi lesinxele kanti nenyawo lesinxele liluma kakhulu
@Lungilemkhwanazi-fx2dk
@Lungilemkhwanazi-fx2dk 4 месяца назад
Tokhoza gogo ngicela ukubuza kushukuthini kuphupha izingane eziningi zidlala ekhaya ngama toys
@ZilungileNtshangase
@ZilungileNtshangase Месяц назад
Thokza gogo ngicela ubuza ukphupha inkomo elithokazi imithi
@sbongileskhosana6273
@sbongileskhosana6273 Год назад
Thokoza gogo lana ngiphepha ngihlangabezwa yigwe kodwa ayingilumi.
@Nelisiweluciangcobo
@Nelisiweluciangcobo 4 месяца назад
Ngiphuphe imali emhlophe kodwa engathi ithelee into rmnysma engathi ngiyaythatha ngithi ngizoygeza
@NtombiyenkosiFakude-p3c
@NtombiyenkosiFakude-p3c 7 месяцев назад
Thokoza ngiphuphe inhwathi inqamula umgwaqo sayshaya siygwaza sayhlinza kwakhona azathioprine I Yama yayo asiphe omunye until wasendaweni uyaykindla
@stellantombomhlabajafta1630
@stellantombomhlabajafta1630 4 месяца назад
Gogo molo namhlanje,ndicela undincede undichazele ngeliphupha,ndiphupha nditshanyela ebaleni ekhaya,ndiphupha iinkozo zombona ezinkulu ezimhlophe ndizikhupha kule migodana esebaleni ezimbalwa ndizitshanyelile enkosi
@ZodwaKhumalo-t5n
@ZodwaKhumalo-t5n 3 месяца назад
Ngicela gogo ungichazele ngiphuphe ngihleli nenkos sikhulume kodwa angikhumbuli KUTHI beyikhuluma NGANI NGOBA izinyawo ZAMI bengizifake emanzini amhlophe ahambayo
@phumlanisimelane810
@phumlanisimelane810 Год назад
Ngicela ukubuza ukuth kushokuthin ukuphupha umfula onamanzi acwebileyo ngikwazile ukuyibona inhlwathi iohansi ihamba iyalangangakhona ngahijima ngith ngifunukudlula ingakafiki ngayificangaphambili futh ngasengyaphaphama
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Iphupho lakho likhomba ukuthi unesiphiwo sabantu abadala...thokoza
@phumlanisimelane810
@phumlanisimelane810 Год назад
Manje kushuth kumele ngyothwasa?
@phumlanisimelane810
@phumlanisimelane810 Год назад
Ngyabonga ngokungicacisela
@HloniphileMyeni-un7wk
@HloniphileMyeni-un7wk Год назад
Amen Gogo ngicela ukubuza ukuphupha izindlulamini eziyi 2 Ono colour ojwayekekile nenye ewu black and white zigijima ziza lapha bengikhona
@Phindile-c2i
@Phindile-c2i Месяц назад
Ukuphupha usual moto ngaphakathi yomntu othandana naye
@ShirleyMyendeki
@ShirleyMyendeki 3 месяца назад
Thokoza gogo ndicel ukubuza iphupho Ndiphupha kunomntu ondipha amazambane ngesandla ingaba kutsho uthini?
@NokuthulaFeketshane
@NokuthulaFeketshane 3 месяца назад
Diphuphe kabini dikwi farm edadisebenza kuyo kodwa decela adizange digxothwe nomelwane owamba nge situlo dothuka kuba elungisa iwalldrop yempahla eziphida
@beautymnkanndla1447
@beautymnkanndla1447 Год назад
ngilombuzo uma umtwana ephupha inyoka eyiphiwa ngumkhulu owatshona ethi kuyenasi lenyoka ningayibulali yiyona ezonigcina laphekhaya
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Kunesipho umkhulun asipha lowomntwana
@SikelelwaSomwahla
@SikelelwaSomwahla 5 дней назад
Ukuphuphu ndifumana usembenzi oncono ingathi ndi happy kule new job gogo
@VannessaMajola
@VannessaMajola Год назад
Tkz Gogo ukuphupha ingwenya isemanzini
@nosabelomenziwa559
@nosabelomenziwa559 29 дней назад
Mna Gog ndiphupha umama kuphela,yesterday ndiphuphe sisekhaya emanxiweni amsdala with my first born senza iwashing kodwa not ndawonye,umamakhona nje and andikazi ndiphuphe apha ekhaya sihlala khona but utata ndamphupha once since wasishiya 2010
@SizakeleMbatha-s3b
@SizakeleMbatha-s3b 14 дней назад
Syabonga makhosi,ngicela buza kushoni ukuphupha ugaya tshwala besizulu?
@ntokozomthembu8890
@ntokozomthembu8890 5 месяцев назад
Thokoza gogo ukuphupha umuntu osewashona kungathi ushonile
@mkhabolengayondodemnyama8418
Mina bengphupha kdala kodwamanje angsaphuphi angazi ngingaybuyisa kanjani leyongelosi yamaphupho mina njengamanje abangembethe kbukeka bengdubile!!!
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Cela ubuke ivideo yami ekhuluma ngabakhohlwa amaphupho.
@FuthiMotsa
@FuthiMotsa 5 месяцев назад
Ngicela kubuta nawuphupha inkhukhu nemantjwele lamanengi lamahle
@thembekahappinessnkabini3481
@thembekahappinessnkabini3481 3 месяца назад
Sawubona gogo cela kubuza kusho kuthin uma uzophupha ingozi yemoto
@nomusankosi5710
@nomusankosi5710 5 дней назад
Ukuphipha ibhubesi lesifazane liga nengane yalo
@ZodwaPinky
@ZodwaPinky 6 месяцев назад
Ukuphupha ungasolwandle ubheke ngasolwandle bese kufuka izinyoni zasolwandle ezibizwa ngama penguin 🐧 kodwa zinonbala omhlophe ziziningi zikubhekile kushoni
@SthembileShandu-st6nx
@SthembileShandu-st6nx Год назад
Thokoza gogo ngphuphe ingane yam igwinywa inhlwathi
@RoseKhumalo-zt8un
@RoseKhumalo-zt8un 3 месяца назад
Kusho ukuthini ukuphupha inkukhu emnyana
@allernanoh3720
@allernanoh3720 Год назад
Amen makhosi elami iphupho engivuke nalo ngiphuphe ngilunywa inyoka iphakathi epayipini yangiluma ngawumuca poisin ngawufela kwagqamuka cc wami washonayo wangibopha ngeplastic ngathi mna kuyena sengimuncile upoison wangibopha emunweni
@LebogangKgama
@LebogangKgama 7 месяцев назад
Thokoza gogo uma uphapha imali ye phepha ngiyiphiwa or ngizithathela yona
@ChristinahPapana
@ChristinahPapana 6 месяцев назад
Ngiya bonga makhosi 🙏🏿
@asisiphosotapu9427
@asisiphosotapu9427 Год назад
Thokoza Makhosi, I had a dream I was given purple flowers they say congratulations and also brown sugar bean ubhontsisi😂 2 cups was given to my late aunt . Please explain for me what does it mean.
@bettyndlovu1106
@bettyndlovu1106 Год назад
Gogo kuchazani ukuphupha inkomo zivale indlela zikhombisa ukuthi ungadlula zizokuhlaba besewuphindela emva usaba ukudlula kuzo.inkomo lezo azinazo impondo futhi zibomu
@TembekaZwane
@TembekaZwane 5 месяцев назад
Ngiphuphe dopha eskoleni ngo R6 cobuz kusho thini
@NolusindisoNdela
@NolusindisoNdela Год назад
Thokoza gogo mina sengiphuphe imoto emhlophe ndiyiqhuba maar andina lisence ndingahlangabeza kanjani
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Cela ubuke ivideo yami ekhuluma ngokuhlangatshezwa kwe nhlanhla.
@NolusindisoNdela
@NolusindisoNdela Год назад
@@umkhanyakude-abangoma384 🤝🤝
@evasisimogang734
@evasisimogang734 Год назад
What is meaning of dreaming about yourself eating dried fruit
@BongeMadlala
@BongeMadlala Месяц назад
Ukuphupha thola msebenzi omusha qoke ne uniform yakhona
@MultonMathe
@MultonMathe Месяц назад
Ukuphupha ucosha ukhiya neringi
@LuluLamon
@LuluLamon Год назад
Unjani mina ngaphupha intaba iphakeme Yaya ngokwencipha
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Oke uyokhulekela entabeni bese ubheka izibonakaliso zakho...thokoza
@hlosiwemartha710
@hlosiwemartha710 Год назад
Ngikubingelele gogo ngicela ungingihlaziyele ngiphupha ngisesikoleni siyakhuleka manje ongumfundi athi kimi angikhumule izicathulo ngoba azizona ezesikole angibuze ukuthi ngizozithenga nini?ngithi ngizozithenga uma ugogo asehholile athi eish
@thobilenkuna9666
@thobilenkuna9666 Год назад
Uma uphupha umama angasekhi emhlabeni ethi kula a glass engiwaphethe angiwaphathe kahle angaphuki ngoba waphuka ngizohlupheka impilo yami yonke. Usho ukuthini
@NomikiMabuto
@NomikiMabuto 7 месяцев назад
I dreamnt that when I Visited my mother 's home I don't have clothes to wear.
@dombikubhla5173
@dombikubhla5173 Год назад
Ukuphupha inkomo emhlophe nembuzi emhlophe..sekufile bese inkukhu emhlophe ilwa uyibambile..uZama ukuyibulala..eduze kwalezilwane
@ThandoNgcobo-w5o
@ThandoNgcobo-w5o 25 дней назад
Emakhosini Ukuphupha ama Chinese umama ubaba ingane.kuchazani ngikhonza nabo ngikhuleka kukhona nezami izingane
@MatshidisoTshabalala-s2w
@MatshidisoTshabalala-s2w 2 месяца назад
Maphupha isikolo sisha
@Ntombenhleshabalala-q1x
@Ntombenhleshabalala-q1x Месяц назад
Uma umuntu wakho ethi ukuphuphe ukhulelwe koshoni
@DitshegoSebatana
@DitshegoSebatana 5 месяцев назад
Gogo ngicela ukubuza ukuphupha unimali eningi
@PatrickMatiwane
@PatrickMatiwane 21 час назад
Ukuphupha nga ama apple , ne vegetables , dreaming walking over waters
@sibongilekhulelaphimtshwen2006
Hello, ngiphuphe umfundisi engitshela izindaba ezimnandi
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 Год назад
Thokoza gogo 👏🏻👏🏻👏🏻 enkosi kakhulu ngengcaciso ❤
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza
@mfanafuthisikhosana1127
@mfanafuthisikhosana1127 Год назад
ngicela ukubuza uma uphuphile njengoba uchazile ..inkinga awunawo amandla wokwenza ngisho ukhamba wenzanjani?
@SlindileNontando
@SlindileNontando Год назад
Thokoza ngicela ukubuza ngiphuphe i ex boyfriend yami engathi sise rank kdw akekho okhulumisa omunye and ngazibona sengikumunt obonayo wanginika umuthi wathi angusebenzis uma sengimvakashela ngamtshela ukuthi asibhekani wanginika omunye ozongisiza ukuthi ngikwazi ukusebenzisa lomunye umuthi
@thobilemavundla2416
@thobilemavundla2416 Год назад
Ngyabonga kakhulu ngale channel nginenkinga nginokuphupha udadewethu ethatha konke enginakho
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza sisi uma uphupha kanjalo kusho ukuthi usisi wakho uphenduliwe uma esadlula emhlabeni kumele uyilandelele kuze ezolungiseka.
@SifisoDlamini-wz8es
@SifisoDlamini-wz8es 5 месяцев назад
Thokoza gogo ngicela kubuza gogo ngiphupha ngibona embikwami kunengane ilele phansi iyagula ngisuke ngiyitsatse ngicale ingoma lengoma kubenalabayivumako nangitsi ngyabuka basekhabomake lalabavuma lengoma bafake tembatfo ihlatjelwe kuchamuke libandla lelikhulu bavume lengoma bahambebayojika eceleni kwesibaya siladzelana kuna Babe lapha esangweni uhleti nalabanye bo babe liyacisha sengibona babe uhleti langasendlini angibite anginike emapheyi eticatfulo letinye setisebentile letinye tisha atsi angiyotibeka endlini . Thokoza Gogo
@BoniDlamini-v2h
@BoniDlamini-v2h 7 месяцев назад
Thokoza gogo siyabonga
@thembinene4737
@thembinene4737 3 месяца назад
Subona gogo kusho.ukuthini.uphipha.ilanyezi
@thembinene4737
@thembinene4737 3 месяца назад
Ukuphupha.ikanyezi
@thembinene4737
@thembinene4737 3 месяца назад
Isibhakabhaka
@samdlamini4355
@samdlamini4355 Год назад
Thokoza Makhosi. Ngike ngaphupha ama diamonds acwebezela kakhulu after ngenze itiye lokubonga. Ngabe kuchazani lokho?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza lolkho kusho umcebo nempumelelo kodwa ayikho eduze.
@BonisiweLutulo
@BonisiweLutulo 7 дней назад
Uma uphupha usebenza kuchazani
@ZandileNkosi-s4j
@ZandileNkosi-s4j Год назад
Ukuphapha amabhansi Lana akhandwa ngoflawa adliwayo ngdidekile
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
thokoza cela usende i vn
@siphelomapenana1415
@siphelomapenana1415 Год назад
Ukuphupha inkomo zisilwa
@BandileDludlu-p5m
@BandileDludlu-p5m 6 дней назад
Kuphupha udla ufishi oluhlaza
@KhanyiMathonsi
@KhanyiMathonsi 2 месяца назад
Ukuphupha udla upopo
@KhombisileHlophe
@KhombisileHlophe Год назад
Amaphupho nezincazelo 0:36 0:39
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza
Далее
Imali Ingahlali Ezandleni.[0780046059]
15:00
Просмотров 12 тыс.
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
Просмотров 57 тыс.
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Ukuphupha Isikole.[0780046059]
10:42
Просмотров 4,2 тыс.
Ukuphupha Amaphupho Emali.[0780046059]
8:53
Просмотров 30 тыс.
ISIZATHU ESENZA ABANTU ABADALA BAZIVEZE NGEZILWANE
22:55
IMFIHLO YAMANZI.
14:14
Просмотров 456 тыс.
Izindaba zesiZulu @13H00 l 14 October 2024
24:38
Просмотров 4,6 тыс.
Ukukhanyisela Abangasekho Izibani.[0780046059]
12:33
Ukuvula Amaphupho Part 1 - Gogo Mpho Kamodi
13:23
Просмотров 76 тыс.
Amaphupho Nezincazelo | Dr Mnguni | Thenjiwe TV
44:59
Просмотров 374 тыс.