Тёмный

Ukwelapha kuqala ngesibongo - Addressing the Identity Crisis 

Umsamo Institute
Подписаться 48 тыс.
Просмотров 77 тыс.
50% 1

Thokoza,
Awukwazi ukwelapha umunutu osebenzisa isibongo esingafanele. Futhi awukwazi ukulungisa isibongo ngaphandle kokwazi umlando womuntu nezinqumo ezathathwa ubaba kanye nomama wakhe - nogogo nomkhulu wakhe. Ngoba kunezimfanelo ekumele zenziwe ukuze akwazi ukusebenzisa isibongo sikababa wakhe. Nowesimame okhetha ukweqela ngaphandle, ebe eganile ngokuphelela aze athola ingane nenye indoda leyo ngane esinkingeni. Ngicela nilalele nizwe ukuthi uthini ubaba uMkhize ngaloludaba.
You cannot heal someone who is carrying the incorrect surname. You need to start here. And you can correct the surname without knowledge of their history and the decisions taken their mother and father as well as their grandparents. This is because there are processes which need to be fulfilled for you to be able to use your father's surname. And the women who choose to step out despite being married correctly and fully, going as far as having another man's child - that child is in trouble. Please hear what Dr. Mkhize has to say on this matter.

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 77   
@mendysimelane1818
@mendysimelane1818 3 года назад
Thokoza gogo uma mama washada nam ngabizwa sibongo salapo eshade khona ilungiswa kanjan leyo uma sekukudalela izinkinga
@lorramokoka7778
@lorramokoka7778 4 года назад
Ntate Mkhize thanks for the advices. We are listening and getting enlightened.
@happyalga
@happyalga Год назад
"Sihlukumezeka ngenxa yokuswela ulwazi." Mm. Siyabonga, Mavovo. Asisaxoxelwa lezizinto njengabantu abasha. Uthola ngisho ogogo nomkhulu abasazi nabo. Ulwazi olu-basic ngesiko lwenza lukhulu. Ngicela niqhubeke nomzebenzi omuhle. 🙏🏾
@Unc2165
@Unc2165 Год назад
DrV.V.O you have deep knowledge sir. I respect you
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 3 года назад
Cha yena uyabeka uKhabazela kodwa kuyancinka kwidlozi. Mina nje ubaba watholakala ngendlela okumele abizwe ngelongo. Kodwa wagula into ongayazi amadlozi ethi awamdingi nathi imisebenzi dololo kumnyama. Sabe ukuthola isibongo saleli khehla elimzalayo kwakhanya siyasebenza sakhile ikhaya kuhle. Ithwani ke leyo?
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 4 года назад
Maye ngiyabonga Khabazela. Thokoza👏👏 I am clear manje.
@thobelanibrightzondi641
@thobelanibrightzondi641 Год назад
Ngiyabingelela Khabazela Emlambomuye cela unginabele ku nombolo 2 cela isixazululo ngiyabonga👏
@mamphazimahndlangamandla3085
@mamphazimahndlangamandla3085 10 месяцев назад
Siyabonga khabazela ngeke zisalahleka izingane zami kogcina ngami
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
Khabazela🙏 uma umawakho egcagce enawe bese ubiza isbongo sika step father, kwenziwa njani
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
Ngiyabonga ungiphendule mawugoqa. Akwande Khabazela, sengiphendulekile🙏
@lubabalosisusa2542
@lubabalosisusa2542 4 года назад
Powerful message mkhulu Mkhize
@XolisaDlomo
@XolisaDlomo 3 года назад
Camagu Mkhulu, undileqele intaka ibindishiya.👏🏽👏🏽👏🏽
@sphephindo3342
@sphephindo3342 2 года назад
Ay ngikuzwile impela, ngingumelaphi kwasanami kodwa siyafunda lukhulu lapha ekhaya
@thandekasindane6052
@thandekasindane6052 3 года назад
This is enlightening, but I have found that things differ across cultures. Thina emaNdebeleni things are slightly different with regards to the surname issue.. And maybe we should not make the mistake of ukulandela practices of other cultures or customs
@Nokss87
@Nokss87 3 года назад
That's why PARENTS mut teach their children the truth and ask their parents the truth. That's how tradition is, it's KNOWING where you come from.
@SydneyD28-6
@SydneyD28-6 2 года назад
There are commonalities in African practices, with slight difference depending on the tribe
@Sane-Light
@Sane-Light 10 месяцев назад
Hi, I'm Ndebele. How do we do things differently? I'm still learning about culture
@sphamandlagumbi2908
@sphamandlagumbi2908 4 года назад
syabonga baba ukusihlahlel indlel mina nj ngicel ukubuza ukuth ukhon yin umtwan oyilongwe ophila kahl nje ongenankinga mayelan nempilo
@thobelanibrightzondi641
@thobelanibrightzondi641 11 месяцев назад
Ngicela ukuchazeleka ngo number 2 embangweni ngisizakala kanjani baba Mkhize
@mlambonhleh9411
@mlambonhleh9411 Год назад
Babu mkhize nginenkinga kagogo wezingane usahlala phantshi iminyaka ewuseven asazi ukuthi yini sesihlulekile sicela usibonise singamenzenjani siyabonga ngicela izinambha zase mlabhomunye
@sheltermkhwanazi93
@sheltermkhwanazi93 Год назад
Yooo mkhulu dank boooo ashiiii siphelile
@sthembisombatha6508
@sthembisombatha6508 2 года назад
Baba'Mkhize can you please address the issue and the process of ingane ezalelwe ekhaya, then uyise alobole unina bashade bagcagce. Would that child automatically fall under isibongo sikayise?
@ndumisosibeko6076
@ndumisosibeko6076 4 года назад
Cha kuzwakele baba. Ngezwa kusuka okuthile emahlombe ami. Ezinye izinto sizifaka kuzo zingabheke nathi.
@ballardbanele8713
@ballardbanele8713 2 года назад
Ngyakuzwa khabazela, kushuthi ake ngithi uma uzalwa indodakazi ezalelwe ekhaya kumbe ehlawuliwe, kushuthi uyizibi zakwa gogo omzalayo
@ncamsilezwane3557
@ncamsilezwane3557 Год назад
Baba nginengane engasadluli ingaliphindanga ikilasi u6 u7 uwuphindile manje ufeyilile
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 года назад
Asithokoze Khabazela🙏👏👏
@gugulethumhlongo6590
@gugulethumhlongo6590 Год назад
Inkinga yethu..sikhule sibizwa .ngesibongo sikababa kodwa manje sesithole ukuthi ubaba wayengazalwa khona..Futhi sesibatholile abantu lapho kuzalwa khona ubaba. Inkinga umkhulu ozala ubaba babegashadile nogogo ozala ubaba. Phezu kwalokho ubaba nomama babengagcangcile. Ngicela ukwazi ukuthi isiphi isibongo okumele sisisebenzise.
@kunupinyana
@kunupinyana 4 года назад
Thokoza Makhosi 🧡
@sandilezondifashion4513
@sandilezondifashion4513 3 года назад
Mele uyeke ukukhuluma isiZulu usihlanganise nesiNgisi uma nikhuluma ngezinto zesiZulu nanokuthi nje amagama esingisi awachazi lokhu okusho ngesizulu.
@zengezile
@zengezile 4 года назад
Yelele nkosiyami saze sona, isengalungiseka yini lenkinga uma seyentekile? ucala kuphi nje? Siyabonga Baba
@ntokozovilakazi6066
@ntokozovilakazi6066 3 года назад
Good evening, Can you please take me through the process of adopting a child, how do i phahla for permission and ukubika process
@fikilenxumali2842
@fikilenxumali2842 2 года назад
Mmh thank you mkhulu
@zithulelemalinga8991
@zithulelemalinga8991 Год назад
Mkhulu ngiswele imilomo yokubonga ngezinkulumo zakho ezisakhayo siyisizwe somdabu, ikakhulukazi thina esizalelwe emalokishini...
@ellenntjana7945
@ellenntjana7945 2 года назад
Siyabonga baba well said
@maphumizuma5935
@maphumizuma5935 Год назад
Hawww baba mkhize waze wawukhulula umoya wami mina umawami wangithola ngaphandle komshado wakhe ngenxa yokuhlukana nobaba ayeshade naye and nje ngibiza isbongo sasemshadweni wakhe and nami nginengane nayo futhi ibiza sona lesbongo ngoba ubaba wayo akukho akwenza sekukhona nomzukulu wami naye ubiza sona lesibongo and bangfaka nesphandla sakhona kudala bethi ngifakwa esbongweni ngokosiko ngathelwa ngenyongo ngabe leyonto uwusiko olufanele yini empilweni yami
@sarahbasi1451
@sarahbasi1451 4 года назад
Siyabonga Mumbo omhlophe
@silodlomo935
@silodlomo935 7 месяцев назад
Kwenzeka uma ubaba uma esashona sekusele umama bengagcagcanga kodwa kwalotsholwa futhi bebehlala ndawonye bahlukaniswa ukufa
@siphamandlabrainmnyandu7618
@siphamandlabrainmnyandu7618 4 года назад
Khabazela Siyabonga ngokukhanyisela isizwe, ngicela ukucaciseleka ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi umlanjwana ophila ngokuphelele ngokuphelele esibongweni sikanina,kuvuke esizukulwaneni sakhe ukuthi akayena wesibongo sikanina kukhaleleka isibongo salapho okwakuzalwa kuso Lo ozala labantwana?
@nomusathobejane8269
@nomusathobejane8269 3 года назад
Sikuleyo nkinga nathi kidwa kuyaxazululeka
@luthosohoma9102
@luthosohoma9102 4 года назад
Are there any books on traditional healing?
@phumlilemfukuli8708
@phumlilemfukuli8708 2 года назад
It doesn't get clearer than this
@busisiweshangase170
@busisiweshangase170 Год назад
Baba ngicela ukubuza ugogo wami akgcagcanga nomkhulu .ubaba wami walobola umama khona kuwo lowomuzi bashada umshado waphuma khona futhi kwagogo uya kubaba wami.okunye umama wami ngeskhathi eshada akabikwanga akuhlatshwanga lutho lokimbika ukuthi useyogana kodwa wafike wathelwa ngenyongo kwababa wAmi thina sikusiphi isbongo njengamanje
@sihlemweli328
@sihlemweli328 4 года назад
Siyabonga Gcwabe
@9onkentbc833
@9onkentbc833 Год назад
Kunzima empilweni abazali baqala izinkinga bezishiye kanje zisale zixaka thina bengasekho kunamuhla ngiyilulwane ngenxa yabo angfisi ukufa ngingaganiwe angfusi izingane zam zkhule njengam
@skyevisions499
@skyevisions499 4 года назад
Siyabonga🕯️
@madgelinegati4490
@madgelinegati4490 2 года назад
Thokoza mkhulu I have a question that bothers me hear what does tradition say about the LBTQI.are this people safe in the ancestors
@EstateManager-mb9br
@EstateManager-mb9br 5 месяцев назад
Thokoza mkhulu ,uma wakhulela esbongweni ekungasona esakini from kumkhulu ozala ubaba wakhula ngesbongo ekungasona esakhe nhlobo,ngenxa yokuthi wayesesele no aunty wakhe bobabili ,u aunty waganela kulesbongo umkhulu wakhulangaso....ilungiswa kanjan lenkinga?
@zamanjeanele6760
@zamanjeanele6760 2 года назад
Cela Mina ningichazela Uma balobolaba njengoba esho ubaba kodwa bayaphila bobabili ubaba akafuni ukugcagca nokulobola thina asikhiphe komama mele Mina ngilotsholwe kuphi
@mthitohmthiyane8680
@mthitohmthiyane8680 4 года назад
Ngiyakuzwa khabazela phambili
@sambulomngadi9595
@sambulomngadi9595 4 года назад
SYABONGA BABA AMEN
@sne732
@sne732 4 года назад
Yebo nginenkinga yofuzo abodokotela bathi ayikapheli ngabe ngesintu iyalapheka? Kanjani ngiyabonga
@tandiwekeswa9798
@tandiwekeswa9798 4 года назад
Mkhize yaz yandithint inteth yakh gath ubhekis kum ndiyabong kakhul ngencazel yakh ngesbong
@boitumelopooe8632
@boitumelopooe8632 3 года назад
Dumela ntate Mkhize yanong Papa haho bile ao siya wa holela ha bo malome wetsa jwang
@9onkentbc833
@9onkentbc833 Год назад
Khabazela ngcela usizo ngingumfana ozalwa abantu abangaganananga okwathi uma beshona bancwatshwa ngokwehlukana koda babehlala ndawonye skhuliswe yibo umama kwaphoqa ukuth ancwatshwe kubo kanjalo nobaba wancwatshwa kubo sasala kubo kababa manje izinto azihambi kahle benghlushwa amaphupho ngphuphe ngihujwa izinja kube khona eyodwa engilamulelayo manje ngfuna ukwakha umuzi ngabe ngiwrong yini uma ngakhela umama umuzi ngiwbize ngesbongo sakhe ngoba nathi kwaphoqa ukuba sishintshe isibongo slandele esikamama umlanjwane uyawakha yini umuzi?ngingamlobolela yini ubaba ukuze kuchume isbongo sakhe ngsizeni akusayeki kwakhona la esashiywa khona ubaba inhliziyo ivele yale
@mxolisidlamini6982
@mxolisidlamini6982 4 года назад
Ngicela ukubuza if ingane izalelwe kababa wayo inkaba yayo ikubobaba wayo kodwa ingakhokheliwe ngesimo sokuthi umama wayo bamuxosha kubo leyongane eyakuphi?
@skhumbuzodludla8251
@skhumbuzodludla8251 Год назад
Umsuka wezinkinga zami ukuthi ngingumlanjwana, ngathatha isibongo sakababa ngokungazi. Ngase ngithatha umfazi wagcagca wathelwa ngenyongo yaka baba. Mangiyohlola kwacaca ukuthi senza iphutha. In short sashweleza umsamo wami waphindela komalume kodwa manje amadlozi don't recognize my wife, angifuna umfazi okukhulu ukuthi asezikhethela wona isancinza not my wife even though esebabele wabalethela nombondo abasekhabo mama.
@bongsmzayiya2646
@bongsmzayiya2646 Год назад
Hambo lobola kutsha ndoda..
@integriseckwikspace1414
@integriseckwikspace1414 4 года назад
Ngiyakuzwa baba manje uma ubaba wami elilongwe kube izinto ziyabheda kimina kutholakale kuthi amadlozi akobaba awasinakile kuchazani loko?
@itisdalo
@itisdalo Год назад
🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@zakhelenkosi2928
@zakhelenkosi2928 4 года назад
Inkinga baba uKhabazela Mina ugogo ozala baba wagana kwaSithole baxosha bathi akazali wazosebenza egoli wahlangana nomkhulu wakwa Nkosi bathola ubaba manje ngiyadideka ukuthi ubaba kumele abize siphi isibongo. Esala kwakugane khona ugogo?esase khaya komawakhe kwaMbatha noma esika baba wakhe kwa Nkosi ngididekile
@makhosinidube7950
@makhosinidube7950 3 года назад
Asibonge Khabazela
@banjanithulisa1646
@banjanithulisa1646 3 года назад
Uma ugogo ozala umah wayengashadile nomah wami naye wangashada nobaba kodwa ubaba wahlawula ,wase eshona sebevumelene kwamalume ukuthi uyangithenga ,kwenziwa njani ? Xazilula baba.
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 Год назад
usaphethwe ngamathonga akogogo wakho .yonke into yakho isabizwa kogogowakho.
@ntokozosibanyoni6960
@ntokozosibanyoni6960 4 года назад
Sawubona baba. I have a question. My mother n father were married he paid lobola bashanda ngokwesintu ngakhabo mama benza konke kahle however abakhabo baba makumele bayovuma umakoti bazihlabela imvu that was meant to be yakhabo mama bayidla and azange asathelwa ngenyongo kodwa baqhubeka basha. Unfortunately Wandlula emhlabeni umama mina ngisabiza isibongo saka mama. Baba honestly angizazi kume ngibize siphi isibongo, sengize ngashintsha ngabiza saka baba to stop izimpi ebezikhona ngenxa yesibongo.
@ntokozosibanyoni6960
@ntokozosibanyoni6960 4 года назад
Yisiphi isibongo ekuyisona ekumele ngisisebenzise n which correct steps my be followed by both families?
@libalilengubane9946
@libalilengubane9946 3 года назад
Ngyeza baba manje Mina ngashada kodwa kaze beyibike ingane yami kubo futhi ayikhishwanga ekhaya ngokosiko mhla ngyoshada
@vai_vai
@vai_vai 4 года назад
Thokozani makhehla nani bogogo ngicela ukuthi ngiwezeke la , uma ngiganwa umlungu ngisinelwa kanjani?
@mxolisimtshali2405
@mxolisimtshali2405 3 года назад
Kuyezwakala, kodwa ake ngibuze lana babuMkhize.Nakhoke bayangidala abazali bami ngiyavela emhlabeni gwiqiqi sebeyahlukana bengalobolananga, ngikhule ngikwamukele futhi ukuthi ngingumtwana wasekhaya komalume. Bese kuvela ukuthi kunomsebenzi/iskhwama ebgisinikezwa abant abadala bakomalume, ngikwamukele futhi lokho.Kuthi kusenjalo kuvele umsebenzi manje engiwunikezwa abant abadala basekhaya kobaba, simiswa kanjani isimo esifana naleso mkhulu? Uthole ukuthi bonke labantu futhi beza ngolaka kunombangiswano ngawe.
@lungelwamthunzi1039
@lungelwamthunzi1039 3 года назад
My story...😓
@sherrym7371
@sherrym7371 3 года назад
Thokoza Mkhulu..... What if u dont know ur fathers surname.. And ur mother doesnt know him.. But the ancestors on that side want to claim rights to you
@msizisandile2645
@msizisandile2645 4 года назад
kuyezwakala mkhize kucace bha winkunzi inzulu lwazi le
@XoN363
@XoN363 4 года назад
Camagu Tata
@bonganisibisi6718
@bonganisibisi6718 3 года назад
Ngicela ukubuza, uma ngabe ungumlanjwana sewakha umuzi, wakha umuzi bese kuba umuzi kabani? Ngoba ukma wakha umuzi usuke wakhela ubaba wakho, uma ungumlanjwana wakha okabani umuzi? Ngicela usizo
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 Год назад
kaKhulu .ozala ugogo
@Mbewuleni
@Mbewuleni 2 года назад
So basically if you are born out of marriage you are born under a curse,because you can't change your surname.I don't know of any boy child who identifies with his mother's side of the family.All boy children want to be associated with their fathers.But if you are born out of marriage you are now living under a curse and following a wrong surname.No man can truly be happy if he is not using his father's surname.Now if you are umlanjwana you must be a fool who follows arround your uncles.You can never be a leader or an heir like when you when raised by your family's side.Being an heir is not about materialistic things is about recognition as the first born son.If your parents never married you are nothing but a dog no matter how wealthy you can be in life.You have no true identity. All great leaders of the world are produced through marriage.I am yet to see a President here in South Africa whose parents were never married or divorced.
@thulisilezulu5291
@thulisilezulu5291 Год назад
🤣
Далее
Umsamo Encounters   E7 - Imicimbi Yesintu
19:28
Просмотров 82 тыс.
Amanzi amnyama - the self-inflicted family curse
16:55
Ingono Yomsamo epsiode 9
24:44
Просмотров 35 тыс.
Isibaya yipande yemali
13:49
Просмотров 27 тыс.
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
Просмотров 5 тыс.
Ukuphahla
4:47
Просмотров 93 тыс.
Ukuxhumana ngokomoya okukhona nemali
12:04
Просмотров 7 тыс.
UKUBALULEKA KWEMBELEKO KUMUNTU
19:24
Просмотров 13 тыс.
Yini inhloso yangempela yokuthwasa?
13:45
Просмотров 7 тыс.
Imimooya esezingeni eliphezulu ekumuntu wesifazane
14:04
Ukucaciseleka ngaphambi kokuthi uhlole kubalulekile
13:24