Тёмный

Umsamo Encounters E7 - Imicimbi Yesintu 

Umsamo Institute
Подписаться 48 тыс.
Просмотров 82 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 73   
@sibaranaka8927
@sibaranaka8927 2 года назад
BabuMkhize ngiyabonga ngempela ngencazelo yamasiko. You really helping us with understanding ourselves as black nation.🙏🙏🙏
@viviannaledi9592
@viviannaledi9592 3 года назад
Baba siyabonga kakhulu khehla ngefundiso zako.we are really lost nation i can talk for myself in my fourty something never been tougher abt in velapi yam From both mother side & father side.but your teaching baba it really helps a lot coming from broken family's it's a huge challenge for me.
@busisiwetshabalala8645
@busisiwetshabalala8645 2 года назад
Wow, so much to learn, Baba Siyabonga, just kunzima for some of us because asazi noma sabikwa na edlozini /mbeleko etc.. Abazali badaphila kodwa bathi they don't remember anything.. Gogo usikhulisile kodwa she is no more.. Mohh kunzima Baba Mkhize
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Makwande Bab uMkhize 🙏 Waze wangkhulisa namhlanje. Ngizobambelela emfundisweni yakho. Mina ngizalelwe ngakhulel elokshin kodwa umuzi engowakhela ubabami wesende ngzowakhela emakhaya ngendlela yesintu impela 🤞
@pearln2308
@pearln2308 5 лет назад
Bab'uMkhize, I already have the beautiful dance videos 💃💃💃 that was done during the UKZN excursion to Umsamo Institute. My baby sister was part of the students. She had a great time and she learnt a lot as an Honours Student in Psychology. Makwande🙌🏼
@zethulezet9161
@zethulezet9161 2 месяца назад
Mina baba uKhabazela ngicela ukwazi ukuthi singakanani isikhathi okumele Wenzel ngaso. ongasekho umsebenzi esedlulile.
@BoniDlamini-v2h
@BoniDlamini-v2h Год назад
Langikahleka khona baba makugcagcwa othi akubikwa ngembuzi umakoti kuba nkomo le ayibhobozayo uma wenze ngembuzi ngabe akwamukeleki kona ngilost mkhulu
@makaazo8365
@makaazo8365 4 года назад
Siyabona baba uMkhize sifunda lukhulu kuwena kuningi esikufundile👏👏
@temaswatishongwe9078
@temaswatishongwe9078 5 лет назад
Thokoza Baba..... I always learn a lot from your videos as a young gifted child Thank you Makhosi
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 4 года назад
Baba Mkhize,Khabazela,Gcwabe kaYihlanndla,Mumb'okhany'amasi esiswini.Siyabonga ukwembuleka kwangathi amathongo akoKhabazela angakubusisa wande komsebenzi owenzayo wokubuyisela okwesintu esintwini.singabantwana bakaPhunga noMageba sidukile ilokugxamalaza kokwezizwe,siyaphumputha indlela kasiyiboni yiko sesidedela oGobela ukuba bangenelele emsamo yasemakithi.ngisemncane mina kodwa ngyafunda lukhulu kuwena Baba Mkhize Thokoza Khehla
@bhekidlamini8717
@bhekidlamini8717 Год назад
Ave ngikulandela Baba Wase mlambomunye kodwa ngifisa nje uke wenze workshop ngakithi ye youth abasekho abantu abadala ingane zenza okungenziwa
@luckyxaba9518
@luckyxaba9518 3 года назад
Siyabonga mkhulu ngemfundiso yakho sidlalile ugibela ngiyavuma.
@sbudaable
@sbudaable 5 лет назад
Ngiyabonga kakhulu ngoba kukhona okuthintile ngokuba umagcina osalayo ekhaya. Siyabonga ngemfundiso khehla.
@mamphazimahndlangamandla3085
@mamphazimahndlangamandla3085 10 месяцев назад
Siyabonga khabazela sifunda usuku nosuku
@patience9757
@patience9757 Год назад
Ngisacela ukubuza baba kulephupho elihlezi lingihlupha angizilishukuthini ngihlezi ngiphupha ngisesikholweni kodwa kudala ngaphuma eskholweni
@nsilayenja
@nsilayenja 2 года назад
Awu ngeke baba, uyabazi ontaba kayikhonjwa sebebuya bezothi isekhaya la. Ngcono ngiphume inxiwa ukuze nomkami athole ukuthula
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 3 года назад
Wayichaza Khabazela. Siyabonga ngokusikhanyisela. Sekuyobalula nangemibhalo yakho.
@thandekambuyazi1366
@thandekambuyazi1366 5 лет назад
Ukhule njalo Mkhulu, lekhu ngaqala ukulalela izinkulumo zakho, sekhulile kuningi ekufundayo kuwena, siyabonga kakhulu usivule amehlo siyisizwe esimnyama, sibonge namaKhehla nezalukazi ezisibusise ngawe uyawaphilisa nawethu amathongo .
@melvinbuthelezi9373
@melvinbuthelezi9373 3 года назад
Siyabonga Baba u Mkhize,mina u baba ongizalakho angana interest khuzo lezinto zama sikho. Manje ngizithola ngingazi ukhuthi ngenze njani ngoba akhawazi futhi nama sikho akhubo,eqinisweni mina naye asizwani.
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Siyafana mft , nakimi ubabami bekuyiso leso, ubengazi lutho nje ngesintu. But asijabule coz sesimtholile ubabawethu ozosiza uBab Khabazela.👍🏾
@sibusisomswazi3276
@sibusisomswazi3276 2 года назад
Sawubona baba, zinhle infundiso zakho and uyangichaza ngoba awutatazaleli umsamo. Ngicela ukhulune ngokumisa iladi baba and libikwa kanjani before ulenze.
@sibongakonkepraisegodbuthe4480
Syabonga kakhulu. Indaba yempepho iyangithusa kakhulu. Sifunda lukhulu eMsamo institute.
@sandilezungu3407
@sandilezungu3407 5 лет назад
Thokoza Khehla, wayibeka yacaca kahle yonke bab' Mkhize siyabonga . qhubeke njalo mntomdala usikhulise ngolwazi #Camagu
@nelisiwemyeza8945
@nelisiwemyeza8945 5 лет назад
Ngicela kubuza ukuthi Makoti yena uyayishisa yini imphepho emsamo Baba
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 года назад
Cha!ishiswa wumnumzane wekhaya,uma engasekho,ishiswa yindodana endala
@tomcatkubheka2438
@tomcatkubheka2438 2 года назад
Baba mkhize uma ngifuna lama book ngingawathola kanjani baba khabazela kamavovo please ngidinga usizo lwakho baba wami yimina usombheshane kamakhunga Kaluvuno umasilakuphepha njengenyamazane baba mkhize gubhela nqwabe usizo baba
@faithmagubane6345
@faithmagubane6345 4 года назад
Siyabonga ngencazelo baba, waze wasiza, Makhosi
@gugurejoice-ri6jt
@gugurejoice-ri6jt Год назад
Syabonga mkhulu ngabe ukugodusa akulungile na?
@nandenkunjana3428
@nandenkunjana3428 5 лет назад
ndingumfundi wase UKZN ngicela usizo ndidinga ezincwzdi zika DR VVO Mkhize
@thabisilexakl345
@thabisilexakl345 4 года назад
Baba khabazela siyabonga ngemfundiso zakho
@pinithembeka1104
@pinithembeka1104 5 лет назад
Thokoza baba ukhabazela mina ngalotsholwa kodwa angikaze ngancancwa izingane zami zibiza isibongo sami so ngingakhona ukubenzela imbeleko na ngoba sengabuya emzini wami and ngiyazikhulisela lezingane ngiyabonga
@pearln2308
@pearln2308 5 лет назад
😭😭😭 Ngoba sithwele🙆
@jemakhayamakhaya2124
@jemakhayamakhaya2124 5 лет назад
Khabazela Uma ukulele komalume uyayishisa impepho komalume
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 лет назад
Walotsholwa,wase ubuya nezingane n iyngane zibiza isbongo sakho,umbuzo ke uthi kanti lelobolo selishonephi,kanti lelobolo kwakungelani?Uma umtanabantu nimudle ilobolo nase nimudla nabantwana(angiqonde kuphoxa)...ngesintu sisi iynkomo zelobolo ngoba senehlulene nowakwakho,yizona esezilobole izingane,lezongane akuzona ezentombi,azisiyo imilanjwana,ngako ke kumele zibize isbongo sayise n zenzelwe amasiko akubo kayise
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 лет назад
@@jemakhayamakhaya2124 kusho ukuthi umalume ozokushisela impepho
@pinithembeka1104
@pinithembeka1104 5 лет назад
@@mzwakhethenjwayo3618 laleke thenjwayo asmudlanga nguye owabona ukuthi asikhiphe kwakhe futhi ke nguye owakhethayo ukusishiya nezingane wabheka kwahliziyo ngise uma umuntu ekushiya wena ungenzenjani uma ungena ezincathulweni zami athengise indlu ungazi ubone ngabantu bezonikhipha endli umusa ke ukuphendula ungawazi umsuka wendaba neqikithi yayo uvele uthi sidlala ngaye ungibuza ngamalobolo akhe lezi zingane zondliwa yimi yena akazazi nokuthi ziqokani zidlani zifundangani awungiphendule lapho bhunti .langaphandle nibona singomama sigabhenda kanti lutho ngifuna ukwenza into efanele ngikwenze for my kids ngesiko yikho bengibuza ngoba angifuni kusasa zingikhombe noma zikhale ngami ngekusasa lazo
@siphiwemngomezulu1226
@siphiwemngomezulu1226 4 года назад
Thokoza Khabazela. Sehlelwe yifu elimnyama sashiywa uBaba ngenyanga eyedlule. Sicela incazelo ukuthi sigeza noma sigezwa kanjani singumndeni. Ngiyabonga.
@PhumlaniMaphumulo-x9v
@PhumlaniMaphumulo-x9v 10 месяцев назад
Baba ngicela ukwazi uma namehlo akhulumayo umakunento ezokwenzeka
@njabulosandile3042
@njabulosandile3042 5 лет назад
Isazi samasiko nokujula kwe limi lwesizulu siyabadinga abantu abaneziphiwo ezinjengalezi
@mpumelelomkhize5364
@mpumelelomkhize5364 5 лет назад
Thokoza baba, ngiyakuzwa uthi umuntu wesilisa oshisa impepho, kwenzakalani uma abazali bengasekho sekusele Nina njengamantombazane?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 4 года назад
Ngyacabanga uyichazile ukuthi kusebenza obaba,kungaba uMfo wabo kaBaba Noma oBhuti khona ozalweni ukuze zingaphambuki izinto zenu ningamantombazane.ukuqinisekisa mshayele ucingo uKhabazela ukuze uthole eqonde nqo impendulo kulezinumber azibizayo .Thokoza
@lindiweprudence4059
@lindiweprudence4059 2 года назад
Syabonga imfundiso
@lonavononhle5561
@lonavononhle5561 3 года назад
Nginomuza la baba uma ubaba engakhokhanga lutho kamama ...emuzi engiwakhile kumele ngicele yena ukufaka indlozi......... And nokunye ngigashendelwa kubo kamakoti uma kunezinkinga ekhaya
@XolisaDlomo
@XolisaDlomo 3 года назад
Thokoza Mkhulu, kwande Khehla. Camagu!
@lwazithokozani9174
@lwazithokozani9174 3 года назад
Thokoza Baba sibonge ulwaz. Zitholakala kanjani izincwadi
@hildathokozileshezi6117
@hildathokozileshezi6117 2 года назад
Ingako mabesdelela bethi safika ebsuku
@mlungisimkhwanazi2375
@mlungisimkhwanazi2375 2 года назад
Sibonga kakhulu baba konakele kakhulu sengabuka cishe kuphele usuku lonke yebo umuntu uxakekile if ufuna kululweka ngoba ngiyakuqonda okningi manje
@sandilezondifashion4513
@sandilezondifashion4513 4 года назад
Uma nje ningayeka ukukhuluma isingisi uma nikhuluma izinto zesizulu kubantu abakhuluma isizulu kungakuhle, khuluma isingisi ngoba kufanele
@maqobamiso3408
@maqobamiso3408 5 лет назад
Thokoza khelha elihe. Ngifisa ukwazi kabanzi ngo mhlonyana. Nginengane yentombazane esanda kuqala i menstruation. Ngiyafisa ukumenzela izimfanelo zakhe manje angazi kwenziwani futhu kwenziwa kanjani. Please assist. Thokoza.
@nkosikhonamgozy5679
@nkosikhonamgozy5679 4 года назад
Thokoza baba bumkhize thina asisebabo abazali ubhunt Wami omndala wathi akafuni ukuphuma so umfana wasekhaya ebengizohamba naye manje sengizophuma ngedwa ngiyintombazane ngigenza njani ngicela ningibonisa
@BoniDlamini-v2h
@BoniDlamini-v2h Год назад
Hai cha shame babu Khabazela uyasifundisa isonto nesonto kuningi esikufundayo kuzifundiso zakho ngingasho ngingananazi kuningi kakhulu osusivula mehlo kukho ebesingakwazi manje sesikwazi Nkosi ayisandisele insuku zakho ikulonde kuningi esisazokufunda kuwe thokoza
@thulisiletepani4621
@thulisiletepani4621 7 месяцев назад
Mhlambe Uma sibuyela Lana kungaphela kuhlupheka
@thobilegelenja9716
@thobilegelenja9716 3 года назад
Thokoza mkhulu bengisacela mkhulu usenzeke I Vidio malunga nokubuyisa umkhonto ekhaya kumbe ukubuyisa umsamo ongasanakiwe
@scelondlovu3518
@scelondlovu3518 4 года назад
Baba ngingazi thola kanjani izincwadi zakho
@sandilezondifashion4513
@sandilezondifashion4513 4 года назад
Uma ekhuluma ngebhokisi, usho lokhu okwafika nabelungu okuhlala kukho umakoti nomkhwenyana
@thamimhlongo1536
@thamimhlongo1536 5 лет назад
Baba Khabazela, ngicela ukubuza ukuthi uma ngiphupha kugcwele amaphela lapha endlini engihlala kuyo(flat), ngabe asho ukuthini ngoba phela lendlu ngibhizi ngiyayithenga njengoba sikhuluma nje? Nanoma ubani omunye onolwazi ngyacela angisize. Ngyabonga
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 лет назад
Njomane ka Mgabhi ngingacebisa ngokuthi hambo hlola Bhebhe
@jemakhayamakhaya2124
@jemakhayamakhaya2124 5 лет назад
Uma umalume engasekho kwenziwa njani
@BoniDlamini-v2h
@BoniDlamini-v2h Год назад
Okunye mkhulu bengicela ukwazi uma ugcagce wakwenza konke kahle sikhona isidingo skwenzela abantwana imbeleko obatholele khaya wafika usufika nabo emzini bangena kanye nawe ngesikhathi ugcagca?
@PhumzileMofokeng-w7s
@PhumzileMofokeng-w7s Год назад
Dear Bab Mkhize, it is my first time here, and I have a lot of questions I hope I will get responses specifically on imicimbi yesintu - So thina ekhaya kusele umama owumakoti and my brother who is just not interested or was never taught on ukupahla and ukulandela nje isintu - so if kukanjalo can mama angibikele umsebenzi or can I do it myself - ngoba kuningi okumile ekhaya and kokunye sigcine silandela isiko lakhamo mama ngoba lakhabo baba bahamba nje bangasibonisanga okuningi 😱
@ThokozaniEZitha
@ThokozaniEZitha 5 лет назад
Khabazela..................................!
@temaswatishongwe9078
@temaswatishongwe9078 5 лет назад
Thokoza Baba.... I would like to know what is your view in sangomas that are lesbians.
@ntandokubeka3353
@ntandokubeka3353 3 года назад
Uma usu phuma umuzi sicela wenabe. Uthatha uhlangothi lwembuzi oluphekiwe or kanjani 🤷🏽‍♂️. Ama khandlela okade uwashisa ekhaya elikhulu uhamba nawo yini? Lezi mbuzi eziwu 2 plus lo half wona ukuxuba konke emsamo?
@bolokamokgadi3941
@bolokamokgadi3941 2 года назад
Amathongo azo fakwa ubani ngoba ubaba waba thefula?? Kuyo fakwa Bani ke ngoba yena o bafake caging?
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 лет назад
Ngibingelele baba Gcwabe kayHlandlo,wena wase Mbo,bese ngibingelela wonke umuNtu...Ngiqale ngzwakalise ukukhala Khabazela ngokuthi amacomment anizihluphi nisiphendule,nisishiya nje silenga,ibuhlungu kabi leyo...bese ngiba nemibuzo ecishe ibe mithathu...1.Abantu abadala okumele bafakwe ekhaya,uyamfaka na umkhulu ohambe ehlukene na exabene nonkoskaz wakhe,kwaze kwahlukanwa?...2.Uma wakha umuzi wakho (okababa), futhi uvusa nekhabo gogo egcekeni elilodwa,wenza njani uma kumele kufakwe abantu abadala?ingabe bafakwa wubaba abakithi?bese abakhabo gogo bafakwe wubani ngoba kusele uKhokho (msikazi n wayeganele kwa Mtshali),ikhaya laphela,amanxiwa awasekho,zobabiza kuphi ngoba uthe ababizwa esgangeni?...3.Uma impepho ishiswa wubaba,ngabe noma sengiphume owami umuzi komele nakhona kuze ubaba azongishisela impepho?
@nepsinbeatz7495
@nepsinbeatz7495 5 лет назад
THOKOZA MKHULU BENGICELA USENZELA ISIQEPHU SAMAGOBONGO USISIZE USICACISELE UKUTHI KUYAYE KWENZIWE KANJANI NANOKUTHI IZIPHI IZINTO EKUMELE SIZIQIKELELE UKUZE SIGWEME UKULAHLEKISWA NGIKE NGABA NEPHUPHO KUFIKE UMKHULU WAMI OYISANGOMA WAKHULUMA INDABA YAMAGOBONGO KIMI LAPHO BENGIBUYA KONGENA EMANZINI EMPOPHOMENI (NGOSIKO LWASESWONTWENI KODWA) KWASE KUFIKA LESI SIBONAKALISO NEZINYE EZIBANDAKANYA IMITHI KODWA EZINGAZANGE ZANGICACELA KAHLE NGICELA UKHULUME NGEGONGO MKHULU BATHI YILO ELICACISA IZINTO NOKUTHI UKWAZI UKUXHIUMANA KANCONO NABANTU ABADALA NGOBA BAYAFIKA KODWA KOKUNYE NGIGCINA NGINGAQONDANGA NOMA NGINGEZWANGA KAHLE UKUTHI BASUKE BEQONDE UKUTHINI UMKHULU WATHI KIMI IGOBONGO SENGIYOLIDLELA NGAPHAKATHI NGANGAZI KUSHONI LOKHU SIYACELA MKHULU
@puritykubheka4771
@puritykubheka4771 4 года назад
Ngicela ukubuza, endabeni yombondo, ngabe umkhongi uyathengelwa naye ukudla okuqondene naye?
@pietmazibuko914
@pietmazibuko914 4 года назад
Thokoza mkhulu.....
Далее
Umsamo Encounters E8  - Ukwelapha nokuhlola
15:24
Просмотров 64 тыс.
IGOBONGO
14:18
Просмотров 26 тыс.
Bro's Using 3 Weapons
00:36
Просмотров 3,6 млн
POLI и Маша - Сигма бой
00:20
Просмотров 295 тыс.
Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo - Dr VVO Mkhize
36:53
Просмотров 39 тыс.
Ingono Yomsamo episode 5
25:01
Просмотров 63 тыс.
Ukuhlola umsamo
12:51
Просмотров 89 тыс.
Umsamo S1 E2
16:25
Просмотров 51 тыс.
DR MKHULU
30:22
Просмотров 68 тыс.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Imimooya esezingeni eliphezulu ekumuntu wesifazane
14:04
Ingono Yomsamo epsiode 9
24:44
Просмотров 35 тыс.
Bro's Using 3 Weapons
00:36
Просмотров 3,6 млн