Тёмный

Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka 

Umsamo Institute
Подписаться 47 тыс.
Просмотров 52 тыс.
50% 1

Thokoza
Umsamo Institute ufundisa ngokuLapha kweSintu kanye nemithi. Kulesiqephu sizohlaziya izincwadi kanye nalokho ezikuqukethe. Okunye uDokotela uMkhize uzochaza ukuthi kungani imindeni ilwa yodwa kangaka futhi kukhona okukhulu ukungavumelani omunye nomunye. Abelaphi bendabuko bangasenza lesimo sidlulele kodwa uma thina sikuvumela lokho.Thokoza
Umsamo Institute educates on African Healing and medicine. In this episode we will breakdown the available books and content on the matter. Furthermore Dr. Mkhize will unpack why so many families are fighting one another and disagreeing with each other. African healers can make this worse but only because we allow.

Опубликовано:

 

22 май 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 64   
@solomondhlamini471
@solomondhlamini471 2 года назад
Mfoka Mkhize mina ngibona ukuthi kweminye imindeni kuyaye kube nabantu abathi uma bephiwe umnotho bese bezikhukhumeza bangabe besayilalela imibono yabaphiwe. Imvamisa umuntu onothile uyalalelwa noma edukisa. Umnotho wakhe uvele ufihle bonke ubuwula anabo, ubuwula bakhe buyaphakamiswa kuthiwe ukuhlakanipha. Ngiyavumelana nawe kakhulu nasendabeni yeziqalekiso.
@mavisntshalintshali
@mavisntshalintshali Год назад
Uo
@umcebiseni6474
@umcebiseni6474 2 года назад
Ngayithola indaba yenkaba namuhlanje ukuthi kanti ijule ndlelani! Kunini kwasa kukhulunywa kuthiwa inkaba kodwa bengachazi. Siyabonga Gcwabe🙏🙏🙏🙏🙏
@BonisiweHlongwane-kw1hn
@BonisiweHlongwane-kw1hn 5 месяцев назад
Baba Khabazela zitholakala kuphi incwadi zakho
@zolekapotwana376
@zolekapotwana376 3 месяца назад
Thokoza Mkhulu Mkhize. Senzenjani Uma kukhona ochithakalelwe isisu,ngesintu sasekhays.
@phumzilebuthelezi2418
@phumzilebuthelezi2418 2 месяца назад
Ameni....Ngunezi omhlophe....❤
@patiencenkosi3458
@patiencenkosi3458 2 года назад
Siyabonga Khehla Sengathi ungasipha ulwazi ngezokuphuphuma kwezisu sekuyathusa sekwande kakhulu
@sfisomchunu7947
@sfisomchunu7947 2 года назад
Siyabonga Baba uMkhize,hheyi ngathi ushaya umhlahlo,,zikhala kimi emajazini.
@freddymakua4157
@freddymakua4157 2 года назад
My principal of life to align me with culture
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Khabazela omkhulu ayi ulihlubile udlubu ekhaslni salute ngikuzwa kahle mina.
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
USathane unamanga VVO, uSathane knows how to transform himself as an angel of light. Abantu banelebazi uJesu owafela izono zabo bonke .
@sheltermkhwanazi93
@sheltermkhwanazi93 Год назад
Siyabonga i volume mkhulu
@user-mb3il4nw7f
@user-mb3il4nw7f 9 месяцев назад
Cela ukubuza ukuthi senziwa njani I skhwama sezinhlolo somuntu oshonile Ngibonge ❤️
@lesedilekabe101
@lesedilekabe101 2 года назад
Thanks 👍 for the informative video, very helpful. The sound of the video was very audible too asbonge 🙏👍 keep up the good work.
@user-og7yd7ht9i
@user-og7yd7ht9i 11 месяцев назад
Khabazela syabonga izifundiso zakho zisivulile amehlo kakhulu makwande Thixo asigcinele wena camagu
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 Год назад
👏👏👏👏🙏 we are owaseMbo 👏👏
@user-dg1fi9ji8c
@user-dg1fi9ji8c 11 месяцев назад
Thanks a lot
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 2 года назад
"Babuya ngesibhaxu" Kungcono ukushawa umuntu ophilayo kunokushawa yithongo.Babu Mkhize,kanti zinkangi izincwadi ngoba ezazikhona estolo ngazithenga.Ngiyacela ukuthi ukubuye uziveze kahle ngoba namuhla bekushesha baba.
@mfumymredlana618
@mfumymredlana618 2 года назад
Ewuuu usho khonimpela ave sekukubi lowami umndeni futhi nje I give up
@phindz113
@phindz113 2 года назад
Siyabonya Mkhulu.... Zitholakalaphi izincwadi ? Mina ngiseThekwini... 🙏
@thembinxumalo2698
@thembinxumalo2698 2 года назад
Ngiyakuzwa baba kunjalo
@mziemgidi4187
@mziemgidi4187 2 года назад
Siyabulela kakhulu mkhulu. U Thixo namathongo abe nawe.yhooo mna wandinceda.ndafika Emlambomunye ndingazi nto tuu.wanndicathulisa.usandicathulisa nanamhlanje
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 2 года назад
Scela one day uke ukhulum ngalelidlozi okuthiwa Mndawu nomndiki.
@ZanaMaluleke-gh6kz
@ZanaMaluleke-gh6kz 3 месяца назад
👏👏
@curiousk4083
@curiousk4083 2 года назад
Inkinga enkulu emindenine ukuthi amalunga awayazi indawo yawo, ayikho indawo engenabuhloli...silamana nje ngenxa yesizathu. Inhlonipho nothando isisekela sokuphumelela kwomndeni.
@johannesmahlaba8139
@johannesmahlaba8139 Год назад
BabaMkhize ngeke na sathola okusenwadini zakho kuCD silalele nje
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Год назад
Hawu baba wayishaya ngemphepho engasashiswa emakhaya selaphela isiko sekwakhona ukholo lodwa yingakho kungezwani kubondwene
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 года назад
Siyafunda kancanekancane mkhulu
@tinam9561
@tinam9561 2 года назад
Thina sihlushwa umama wethu kuxatshanwa akubhekwana , kodwa omuntu owenza yonke lento umama wethu, ibizwa ngokuthiwani lena umama oqhatha abantwana bakhe, mina baze bangithuka emzini wabantu, waze waqhatha nalapha engishadele khona
@patriciaqanda2285
@patriciaqanda2285 Год назад
Baba ngiyezwa uyakhuluma ngcela inamba yakho ngoba ngibheka iPhone emsebenzini Korea ngithann indlela okhuluma ngayo ngifile NGO gobela abanomona ngicala ukufika lapho ukhona ngiyabonga amen
@patriciaqanda2285
@patriciaqanda2285 Год назад
Ngizozi Nika ithuba lokufika kuwena baba ngihlala Ekurhuleni. Evosloorus
@sibusisomadlala7995
@sibusisomadlala7995 2 года назад
Kuningi esikufandayo asilahlekile kukhulunywa nathi uqobo .
@shakurmashaba7672
@shakurmashaba7672 2 года назад
Thokoza thank you for fixing the sound
@jabulanimkhwanazi2263
@jabulanimkhwanazi2263 2 года назад
Thankyou for the words of wisdom
@matselisotsauza2555
@matselisotsauza2555 Год назад
Thokoza Mkhulu Manje si buza kanjani if it may happen that idlozi Liye la thejulwa. Abakhoni uku li sondela?
@leratokhambule1536
@leratokhambule1536 2 года назад
So much to learn and struggle to follow due to language. Subtitles would assist
@zandilezandi6283
@zandilezandi6283 Год назад
Thokoza mkhulu okuhlekondwa kulandele
@jabulanintokozo5471
@jabulanintokozo5471 2 года назад
Zitholakalaph izincwadi zakho nje e adams and greek wasethekwini sekuvaliwe?
@maxxelectrical1220
@maxxelectrical1220 Год назад
Sanibonani Mkhulu How do I buy the books???
@nomsaledwaba8931
@nomsaledwaba8931 2 года назад
Ukhokha ama-toll gates usuk' eGoli uye Thekwini 😆😆😆
@musawenkosikunene9865
@musawenkosikunene9865 2 года назад
Where can we get the books?
@dumisapat4517
@dumisapat4517 Год назад
Where can I get the books
@empilweni6206
@empilweni6206 Год назад
Kwenziwe njani uma kuthiwa umntwana uhleliwe ingane ayilamayo eyadlula emhlabeni iyi ectopic yakhishwa esbhedlela
@simphiwenkwanyana5222
@simphiwenkwanyana5222 Год назад
Where can I get your books 📚?
@siphelelesibisi2496
@siphelelesibisi2496 2 года назад
Zitholakaphi lezincwadi?
@marcussandilemagubane6458
@marcussandilemagubane6458 Год назад
Izincwadi zitholakaphi
@mpumisithebe1198
@mpumisithebe1198 2 года назад
Sawubona Mkhulu; are the books also in English?
@mphoradebe93
@mphoradebe93 2 года назад
I'd also like to know
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
In shorts, I will say ungumdukisi, kulesikhathi samanje. Konke kungamanga.
@thokotshaba
@thokotshaba Год назад
Sanibonani. can someone translate what "iykhwama" is
@sthemanndlovu3273
@sthemanndlovu3273 Год назад
If uyinyanga or uwumelaphi kthiwa uphatha izkhwama
@setsoalirantidi8148
@setsoalirantidi8148 2 года назад
Lol @ "oh Jesus" 😂😂😂
@delanicyrillatha7836
@delanicyrillatha7836 Год назад
You could sense that he has strong views against those who claim to be Christians yet they fall shot to embody values and teachings of the religion ...
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
I am sorry VVO, I used to listen to your program when I was growing. But doctrine is taking people away from God the Creator. Ningakhohlwa ukuthi uSathane wawa eZulwini ngoba efuna ukuba nguNkulunkulu. UJesu wathi ,uSathane ungunkulunkulu walelizwe. UJesu wafela bonke ,okholwayo ukuthi uJesu uyiNkosi uyakusindiswa.
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
The Bible is written in all languages so that men are without excuse . So phenduka Mkhize before it's too late.
@ricardogift6421
@ricardogift6421 2 месяца назад
Before it's too late for what or for who
@scobszwide4458
@scobszwide4458 Месяц назад
​@@ricardogift6421for himself
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
UJesu wafela zonke izono, yekani okwenza ngathi uJesu azange akhokhe amacala ethu. Lemfundiso iyize, waste of time and money. Let every home buy a Bible and know the only truth. I fear that on the judgement day, you will be condemned that you have led many into captivity.
@nomvulaveronicangema566
@nomvulaveronicangema566 Год назад
Pho ufunani la
@scobszwide4458
@scobszwide4458 Месяц назад
Amen
@victoriadhlamini1516
@victoriadhlamini1516 Год назад
I am disappointed at you, because you are following the things of this world. When the Lord said, DO not love the world because not everything in this world is from the Father.
@ntombiyenkosinhlebela5915
@ntombiyenkosinhlebela5915 Год назад
Ufunani ngempela ezintweni zethu uke usibone ensindisweni uyisiphuphuku awunakukholwa ngoba ukube uyakholwa ngabe awehluleli abanye abantu,fuck off la
Далее
Ingono Yomsamo epsiode 9
24:44
Просмотров 24 тыс.
Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo - Dr VVO Mkhize
36:53
Просмотров 38 тыс.
МОЙ НОВЫЙ ДОМ
1:01:04
Просмотров 1,2 млн
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 182 тыс.
Ingono Yomsamo epsiode 7
25:40
Просмотров 14 тыс.
Ingono Yomsamo episode 5
25:01
Просмотров 56 тыс.
Ubani nokuthi imiphi imimoya esiholayo?
13:37
Просмотров 31 тыс.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Umsebenzi wokubonga
10:26
Просмотров 73 тыс.
IZIBANI NOKUSEBENZA KWAZO
48:47
Просмотров 320 тыс.